This girl is right if u know about anything bad that is happening and u decide to keep quiet about the matter automatically u become an accomplice u can't do bad things and expect good things to happen to you in return.
YOU ARE VERY LUCK LOMALUME WAKHO ANGAKUDLI WENA QOBO KUBA ABOMALUME BAYABADLA ABATSHANE THESE DAYS BONGA NJE UNKULUNKULU ND NGEKHE BAPHINDE BAKU TRUSTER NALOYOMALUMEKAZINDINI
❤i like this young lady she is so brave bakithi nokuthi Malumekazi uzogcina ekubonga ngalesimo esivelile bakithi,phephisa Malumekazi waze wanzima umuzi ngicela ukuphuma bandla weeee😢😢😢😢😢😢
No comment. Mamelo phambili ntombazana ngemibuzo eyakhayo❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤ so uantie udidekile bakwethu uhanjelwe ingqomdo kamcane uzobastrong. Umalume akenzanga kahle noma ngaba wayevumelene kodwa uyaxhaphaza uqinela izingane hlampe unomuthi udumba kasibumbu noma inamathela ngoba angeke alale nabo bonkr ngaphandle kwemikhuba emibi.kodwake umshana ukhathele usathane wokuxhaphaza abamgame bakhe kanye nomalumekazi wakhe. Keep it up girl we are proud of you as south african community's. This it's a beautiful lovely stirie to us BLAQLIFE TV followers for a change my heart it's not complaining ngoba ezinye cishe ngifenje ngoba zinesihluku. Loludaba olokungcola kwamalume a looter........ AMANDLA BLAQLIFE TV producers and your presenters PHAMBILI ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
Mshana uyena ohlanganisele malume...... Kungani angamtjeli Aunty kuth akahlangene naleyonto...... Uthukile nje why....... She must be precisely hhay jikajika la
Cha umalimekaz isekhiphela i anger kumshana uwrong aka confronte indoda yakhe cos most in laws abasho yenze ubuntu lengane iyaphila ngyayncoma mina akulula nokwazisa umunty into enje but njengoba oyedwa esekhulelwe,what if kumitha another one ethule engabiki? Ekgcinen kuzoba ngath uye usis omlandela her friends umalume angimsoli nje mina
Kumshiyile sisi for reporting it this way coz malumekazi is not a blood relatives o she will blame her for verything emvakwaloko amcoshe emzini wakhe. Malumelakazi feels angry coz uva ngathi usebenzela kuthi malume nemshana uyabondla bane energy emvakwalokho babe busy ngekulalana😓
Mamellow u have handled the show very well. Actuly brilliantly. As people we sometime not appreciate the great work you are doing great work. Sometimes we fail appreciate good work but we easily critisize if someone is doing bad. Excellent work so. Please take the compliment and humble yourself.
She should have first confronted her friends hence she brought them home before breaking her aunt's heart.provusion aside Ubuntu nje and her heartbreak 💔
I'm not blaming the girl .......so my concern is tht whn she sow this thing happening y did she keep on allowing her friends to come n study on her home.......coz once she noticed .......kwakumele bengab beseza nje kubo

But she says she tried to talk with her uncle n he didn’t listen that’s why she decided to tell the aunty
Shuthi nani enilalela stories Lana kwaBlack life senazo izinto seniphakathi 😂😂😂😂
But do u need bring it to TV. Baphi other relations
Yooo ay Kazi uzokholwa yin uAunty
😢😢😢kuseyingane lokhu yabona umshana osoh akafuneki
Thanx baby girl ngibonga isibindi obenaso ukukhulumano Malumekazi noma ediniwe nje kodwa ngelinye ilanga uyokubonga
A great leader was born here. Thanks ndodakazi. Kuthiwa isizwe esiya phambili sakhiwa abantu besifazane sivikelwe abesilisa.
She did well cause if she kept quiet and just told them she knows, when auntie finds out she was going to blame her, so good ntombi you did good❤
❤
Ooh kodwa mntanam unayo inyaniso yazi ,malume ugcolile njalo . Kodwa Auntie wakho naye angakusoli ,nawe umxelela njee iyakudika babes
But she's already blaming her, cause she said kusho uye olethela umalume labangani💔
Our country needs leaders like her. ❤
Mamelo i feels like uhlulekile ukumvikela umtwana lana ngoba zange nisachaza ukuthi yena akahlangene nalento kwabona bayamfihlela
True nami ngikubonile lokho .
Thanks gal ngokuphuela obala
Siyabonga Mshana❤
Undodakazi lo olapho ngibona engathi ngenxa yovalo uhlulekile ukwenza ukuthi umalumekazi wakhe abone ukuthi naye uzibambele bebemfihlele ubangani bakhe naye, hhayi ngoba ehlangene nabo yena
Umalume akavale uzip ezinganeni. Nazo izingane zethu ngalamalungelo azisabambeki azimhloniphi umntomdala Uma ungumzali kulesiskhathi usenkingeni. Ziyafeba ziyantshontsha ziyadelela ziyakhuthuza zinamalungelo zichitha imizi. Nani bomalume hloniphani isthunzi senu
I'm addicted to this show ❤
Me 2 yhoooo n i'v learn a lot from it👌❤
YOU ARE VERY LUCK LOMALUME WAKHO ANGAKUDLI WENA QOBO KUBA ABOMALUME BAYABADLA ABATSHANE THESE DAYS BONGA NJE UNKULUNKULU ND NGEKHE BAPHINDE BAKU TRUSTER NALOYOMALUMEKAZINDINI
❤i like this young lady she is so brave bakithi nokuthi Malumekazi uzogcina ekubonga ngalesimo esivelile bakithi,phephisa Malumekazi waze wanzima umuzi ngicela ukuphuma bandla weeee😢😢😢😢😢😢
Good girl, big up cc you did a good thing and don't worry about bad comments, You did good im taking my hat off for you, Strongs baby girl
I'm proud of Mammelo for giving advice first and expectations of the aunt , since she is the breadwinner
Zifebe sisi laba bangani bakho finish
Nje 😂😂😂😂😂izifebe
Tichelelanise nabo cc labangani bakho bangcolile
No comment. Mamelo phambili ntombazana ngemibuzo eyakhayo❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤ so uantie udidekile bakwethu uhanjelwe ingqomdo kamcane uzobastrong. Umalume akenzanga kahle noma ngaba wayevumelene kodwa uyaxhaphaza uqinela izingane hlampe unomuthi udumba kasibumbu noma inamathela ngoba angeke alale nabo bonkr ngaphandle kwemikhuba emibi.kodwake umshana ukhathele usathane wokuxhaphaza abamgame bakhe kanye nomalumekazi wakhe. Keep it up girl we are proud of you as south african community's. This it's a beautiful lovely stirie to us BLAQLIFE TV followers for a change my heart it's not complaining ngoba ezinye cishe ngifenje ngoba zinesihluku. Loludaba olokungcola kwamalume a looter........ AMANDLA BLAQLIFE TV producers and your presenters PHAMBILI ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
Kukhona akufihlayo losisi ngeke kunyamalale abangani bakho kini isikhathi eside ungazi ukuthi bakephi benzani futhi mawungaze ubabhace kanye kwanele kwakufanele akhulume ngayo lento, kwabona abangani bayazi ukuthi uma umngani oyedwa enyamalele usuke enzani kungani bangaphumeli obala noma shuthi umalume kukhona into abenza yona bathi liba. Ngeke ngiyala.
Hayi.bo kwakubi.umuzi.uzochitheka.ngenxa.yabangane
❤Uyi mbokodo ntombazana amanyala phela lawa, Malume ndini ufanelwe ijele ayo bhejwa amanye amadoda ahlukane ney ngane mbumbulu omankwembeshe laba...
Mina I will never tell anyone anything cause they turn and blame you in the end🙄
Kwajika kwayimina owrong Angeke ngphinde ngsize umuntu kwezothando
😮 waze wakhohlakala umuntu engasebenzi umalume uhlalele khona
Ukulala nezingane
I'm addicted to this show
Umalume into ayaziyo yena kulala nengane ayek uyofuna usebenzi uwrong Umalume marn😊😊😊
Mshana uyena ohlanganisele malume...... Kungani angamtjeli Aunty kuth akahlangene naleyonto...... Uthukile nje why....... She must be precisely hhay jikajika la
Ukuthi ingane ekamalume noma akusiyo akushonto ,umalume isikhohlakali esimbi😮😮😮😮
Cha umalimekaz isekhiphela i anger kumshana uwrong aka confronte indoda yakhe cos most in laws abasho yenze ubuntu lengane iyaphila ngyayncoma mina akulula nokwazisa umunty into enje but njengoba oyedwa esekhulelwe,what if kumitha another one ethule engabiki? Ekgcinen kuzoba ngath uye usis omlandela her friends umalume angimsoli nje mina
Kumshiyile sisi for reporting it this way coz malumekazi is not a blood relatives o she will blame her for verything emvakwaloko amcoshe emzini wakhe. Malumelakazi feels angry coz uva ngathi usebenzela kuthi malume nemshana uyabondla bane energy emvakwalokho babe busy ngekulalana😓
Ungenaphi Wena uhlanganaphi niyathanda ukuzifaka ezintweni zabantu abathandanayo ukuhlakaza izintozabantu🤞unomona ungumqhathi uyangxambukela
Exactly! Shuthi naye ufunukudliwa u uncle.😂
Baby girl well done Nana
Mmm legane mangabe iqonde ukulungisa isimo bekufanele uthume umuntu ukuthi kukhuzwe umalime kodwa ngedlela eyenza ngayo ilwa nomalume isifuna umaluime exabane nomalumekaz
Ukube uqale kumalume msabise ngokuth meqhubeka uyamceba kodwa wenze intenhle ngoba kusasa kuzo thiwa uwena letha ngane
Well done sisi , ran away from bad acts and avoid bad friends
🥺umalume kunento aysebenzisayo ukuze abangan bakho bakhone ukulala naye🤞,inkinga la uwena ongazi and fthi nabo abanalwazi lwalokho ukuth kwenzeka kanjani
Umalume kazi kumele aqale ngawe akushaye wixoki ..zozisola wena
🙆🙆🙆🙆🙆 umalume wamkhulisa lomshana manje sekhulile sekwazi kumceba kuthi uyazijabulisa....ibonga kabi lengane yerrr angifisi nokuyibon yaz
Engabe bona abangani bakho bathuleleni bengasho ukuthi bayalalwa,mmmm kunzima empilweni but ngikufisela inhlanhla nkosazana.Bangakuzondi labangani bakho.
Ukhohlakele lomalume
🤝🤝🤝🤝 usebenzile sesi kakhulu
Aiikhonaaah wena usinda kanjani kumalume
Im impressed my girl🎉
Anikwazi ukubeka udaba mamelo😂😂 niyabhadlaza
😂
Manje wena uzibona ungunqes'ta ongakwazi ukulubeka kahle udaba💀💀
Mamellow u have handled the show very well. Actuly brilliantly. As people we sometime not appreciate the great work you are doing great work. Sometimes we fail appreciate good work but we easily critisize if someone is doing bad. Excellent work so. Please take the compliment and humble yourself.
Wow ccwami Waze wanesibindi nenhliziyo enhle❤ ubeRyt noMalumekazi wakhe
Bekvele lizosala nomshana icala ngoba kumalumekazi kfika ukuthi umshana ulethele umalume abangani bakhe kuthi alale nabo
Cc uphizile ukuyikhuluma lemfihlo ngoba ngiyazibuza ukuthi kwenzeka njani ukuthi ungaboni ukuthi umngani wakho nomalume kukhona abaphezukwako.
Siyazidinga ingane ezifana nawe nana hlala eqinisweni khuluma mutshele umalumekazi
Hello mamelo I m watching you ngisesoweto ❤
Sibonga ukuthi umalume akakulalanga nawe ngoba uma ebona abangane bakho nje ngabafazi nawe awphephile kuleskhohlakali esumalume😢😢😢😢kwahamba umalumekazi uzoba nawe shaqa be very careful
Wow this is a brave girl
Cela part 2 Mamellow please
Sengivele ngafika early today layikhaya, Hallow MaZondi wethu❤❤❤
Mxm
Bayathanda
Mshana uqhatha abantu abadala,Uma umalukazi behlukana. Uyaxabanisa bekufuneka uphuma uyofunda ngaphandle,
Straight ngoba ngeke alungise isimilo sabangane never uzolamba umalume manje ngeke asaluthol ucansi
Yagula wena lomithi?
Também sou viciada nesse show
Yhooo yanzima indaba kamalume Cc kodwa ekugqibeleni inyani izohlala iyinyani.
Umalume uneminyaka emingak mhlampe ontanga bakhe njeh
Yekani ukuletha abangani emakini,especially abangalungile kanje.Wamuhle ke Sisi Presenter.
How come izingane zase Varsity zithande umalume ongasebenzi?
Zyabhema cishe😂
Mhlampe mnandi 😂😂😂😂😂
Bayaxoxelana ukuthi wenzenjani nomunye athi ufuna ukuzizwela.
Eish yinja umalume wakho bt ukhulume sekunakele and ingane zamanje zamantombazane azinandaba nalutho mekulalwa nje kubi
Locc uhlulwe isingeniso nje,Awukwazi ukt angithi uyazi okt ukhulelwe ingane kamalume,first what if akuyona ekamalume wakhe since esho okt banawo amadoda abo
Bekmele athi ngibhalele ka blaqlife ngoba kunento engangiphethe kahle eyenzeka kuwe nomalume....
Ngathi kudlala isikhwele la ngathi naye nomalume kukhona lokuhamba phansi
Ngaze ngakuthanda mntanami kuba bonke bantu benza kanjengawe ngabe iminzi ayichitheki kanje
Lamadoda angawufuni umsebenzi hayi ngocansi baphuma phambile 😂😅 imagine broke uncle sleeping with students
😂😂😂😊
Isho upinde hey futi nje hayi bazitembile
She should have first confronted her friends hence she brought them home before breaking her aunt's heart.provusion aside Ubuntu nje and her heartbreak 💔
Wambuza Kahle MaZondi syabonga❤
I'm not blaming the girl .......so my concern is tht whn she sow this thing happening y did she keep on allowing her friends to come n study on her home.......coz once she noticed .......kwakumele bengab beseza nje kubo
Abangani bakho zifebe mshanai,umalume akacala uwmuntu weslisa
Uma umalumekazi ekubuza uvume ungamemezi hayi la khona okushaya amanzi soyicela ivuthiwe
Ziyabuya yindoda emadodeni abangani ngesikhathi esisodwa uyindoda ankele❤❤❤😅😢😢
Wenze kahle umshana yize phela kumalumekazi sekuzobukeka engathi ufuna ukubaxabanisa but good girl
Big up mshana don't listen to negativity and bad comments....you did well it doesn't matter how long you've been knowing this. The facts remain
Ngaleliya langa ngifica umalume nomngani wami benqunu bobami ekameleni. Cha ugirl ubone kukhulu.
Ohh kwaze kwanzima bo Malumekazi udiniwe impela futhi kufanele ngokwami bengizothi ungamzondi umshana .bengayithandi lento eyenziwa malume ezinganeni ezngabangani bakhe .ingako ekutshela. Nangu muntu ogangile la uyondliwa kasebenzi futhi uyondliwa ayi suka
Abafundi basuke bezojabulisa umalume,
Usebenzile , usile umalume. Isigcino ubezokqela kuwe ngane yami.
Yinhle into oyenzile mtanam ,Asiyi nganxanye singemanzi.Ngikushayela izandla zombili
Umalume uhlulekile ukukulalela waqhubeka nokugila umkhuba.Uyadelela umalume ondliwa.Akahambe ayosebenza uhaqetsheni😮😮😮
Ezinye iymfihlo kumele ubheke isimo kuqala,mina ngiwuwe bekumele ugweme abangani ukuth beze kini if ubona ukt khona okwenzekayo yabona manje niyayi loser le bread winner🤞
Wenzekahle cc ukuvikela abantu besifazane abayizisulu zabesilisa abakhohlakela uThixo akuvikele cc uqhubeke njalo neqiso
Ay kshut uyadludla umuthi umalume wakho angikhathali
Sicela pert 2 kodwa ukhulume late girl sekukhona umuntu okhulelwe
Sacela ningipha i number ka mamelo😘😊😊
Wena ngane uyabheda, uyisphukuphuku, uyixoki futhi. ukuthathaphi ukth isisu esikaMalume engakutshelanga umngani? Sengathi angakuxosha umalume, akushaye xoki ndini ngoba umxabanisa nomkakhe.
Ubufebe bamalume
Khuphuka lapho Malume
Yini ningabe nisamchazela kahle malumekazi ukuthi sis omncane naye akayifun lento eyenzekalayo nabangani abamtsheli
Uyadakwa lo Aunt bayamthiphisa uzodakwa ingakho kumele umnyeke nje umuntu efe mayefa
Sacela ningipha yona lentombazane ibe umfazi wami🙏💙💍🤞
ingane zithunywa Imfundo zona zilanda okunye...eyy kunzima eyy😢
Uyanyake nje we anti
Ksakhona abantu abathembeke kanje ay ngicela inumber yakhe ngizihlanganisela yena. 😢
Some people bayaphenduka ngokubahlambalaza but abantu abanye akubasizi instead ubalimaza i mean especial uma indaba ethinta bona iba public.
Kodwa Mamelo mntase awukwazanga ukuchaza or ukungenelela kahle. Umshana lo yingane akasakwazanga ukuchaza kahle uyesaba
Mina bengithi amantombazane athanda awame emgwaqeni straight abeke iprice yalento cz ekugcineni bagila lemikhuba besekhulelwa kuphambane izinto okokugcina ingane isizelwe
Well done baby Girl usebenzile, i hope u Malumekazi will believe you ukuthi you were not involved.
Sisi wena udliwa yin kant ngoba eyabo abangani le gqe
Umalume uyalumana😊😊
😂😂😂
*13†2@@mthokozisiwise5357
Uselume abangani baka mshana😂
😂😂😂
😂😂😂😂😂
Aunt umalumekazi ikona kuphi? Naze namandiya bantu yoooo nihlulwa isizulu senu!
Umalume uyabhora nje
Umalumekaz uyabheda ngoba usis uzama kumazisa kuze angenzakali islima
Anginendaba nokuty umalume wenza cha umuhle mphathi wohlelo♥️😋
Ngezwa kuthiwa ingane ka Madlala rapatsa
NGAZE NGAHLEKA JESU🤣🤣🤣
Waze wayenza into enhle cc ❤