Размер видео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показать панель управления
Автовоспроизведение
Автоповтор
Sawubona Mpunga yesintu bengicela usibuyele uPart2 wensizwa ewumlanjwana EGANELWA KOMALUME 🙏🙏🙏 njengob wawuthembisile
Ngsacela ukuphuma kancane kwishloko mkhulu ngiphuphe ngithandelwa inyoka enkulu embala eyiliphuzi nokumhlophe ngsemfuleni lenyoka kwangathi ifuna ukungigwinya kodwa mangithi ngiyabheka iyona engene kwimina ngaphakathi esiswini masiphuma lapho sihamba nezinja ezincane ezinye zahamba ziyafa ngendlela saze safika kwenyindawo sadla obhanana abancane abangangomuno abanye babolile sabasika lendawo ebolile sadla ephilayo into engenza ngibuze kakhulu mkhulu ukuthi ngihlele ukuya emfuleni ezinsukwini ezizayo ngiyogeza abadala ngisacela ungipha ulwazi ngalesimo
👏👏 awu madoda enkulu abasizakale abantu nathi sasizakala kulensizwa🫠🫠🙏
Siyabonga kakhulu ukuphumela obala ngokusizakala kwakho kuMkhulu Magabhela, lokhu nje sekuzosiza nabanye🙏
Mnewethu ngsacela ungipha I number yakho 👏
Mkhulu amen
Le skipa esbomvu sichaza ukuthini? After 2 days zowbe sewhtholile yobuya usitshele
🤣🤣🤣 Cha Mnewethu ngashutha amaVideo amaningi nabantu abehlukene ngosuku olulodwa
Manje Uma kuthiwa awubikiwe kuzo zombili izibongo zakini uzokwazi kanjani ukuhlolela emathongeni akini kungakabi nembizi abakwenzele ngayo imbeleko noma ukubiza uzo kwazi yini ukuhlolela efonini ngoba Uma ungbikiwe esibongweni skhabomama nakhabo baba kusho ukuthi ithonga alikwazi umuntu osesimeni esinjalo uzokwazi yini ukumhlolela ngefoni
A ngekhe ithongo lingakwazi futhi wena ongabikiwe akusontloso yakho leyo nanjengoomntwana. Okunye ukuthi imigudu iyakulandela. Ungase uthi alikwazi ngokuphelele. Leyonto kwinkinga onazo kuyoba sisigaba esohlala sivela emoyeni.Ithongo liyakwazi nokuphepha uphephiswa lilo qha uyihlo nonyoko kunye nonyokolume kusuke bengazenzanga izinto ezi qondile.
@@kwaneledamoyi2347 angibonge ukucacisela kuyakhanya manje kimi angibonge🙏
Thokoza ngiyabonga lapho kumkhulu ngendlela ayibeka ngakhona ukuthi uthanda umuntu ofikayo kuye ngoba ama phone ayasibulala isintu umkhulu uyinyanga esalandela isintu siyabonga inkosi labadala bandise umusa nothando nempilo ende ukuze sifunde okuninga makhosi
Yebo Mkhulu.... Bengicela uthinte ishloko esimayelana noku dayisa ikhaya kanti selibikiwe kwagujwa isoyi klona, kwenziwa njan kanti futhi ke liyadayiswa yini lelo khaya noma ngithi liyadayiseka na?
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Leviticas 19:31,Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Mark 7:7-9,13.
Why are you here?🤔
@@bbm2116 UNkulunkulu mdali wethu sonke ufuna abantu bakhe abadalile balazi iqiniso elivela kuye elise bhayibhelini kuphela, 1thimoty 2:3-4.
@@vusimngomezulu2500 awuphenduli, umbuzo uthi ufunani lana?
@@bbm2116 Nayi impendulo, UNkulunkulu mdali wethu sonke ufuna abantu bakhe abadalile balazi iqiniso elivela kuye elise bhayibhelini kuphela, 1thimoty 2:3-4.
Sawubona Mpunga yesintu bengicela usibuyele uPart2 wensizwa ewumlanjwana EGANELWA KOMALUME 🙏🙏🙏 njengob wawuthembisile
Ngsacela ukuphuma kancane kwishloko mkhulu ngiphuphe ngithandelwa inyoka enkulu embala eyiliphuzi nokumhlophe ngsemfuleni lenyoka kwangathi ifuna ukungigwinya kodwa mangithi ngiyabheka iyona engene kwimina ngaphakathi esiswini masiphuma lapho sihamba nezinja ezincane ezinye zahamba ziyafa ngendlela saze safika kwenyindawo sadla obhanana abancane abangangomuno abanye babolile sabasika lendawo ebolile sadla ephilayo into engenza ngibuze kakhulu mkhulu ukuthi ngihlele ukuya emfuleni ezinsukwini ezizayo ngiyogeza abadala ngisacela ungipha ulwazi ngalesimo
👏👏 awu madoda enkulu abasizakale abantu nathi sasizakala kulensizwa🫠🫠🙏
Siyabonga kakhulu ukuphumela obala ngokusizakala kwakho kuMkhulu Magabhela, lokhu nje sekuzosiza nabanye🙏
Mnewethu ngsacela ungipha I number yakho 👏
Mkhulu amen
Le skipa esbomvu sichaza ukuthini? After 2 days zowbe sewhtholile yobuya usitshele
🤣🤣🤣 Cha Mnewethu ngashutha amaVideo amaningi nabantu abehlukene ngosuku olulodwa
Manje Uma kuthiwa awubikiwe kuzo zombili izibongo zakini uzokwazi kanjani ukuhlolela emathongeni akini kungakabi nembizi abakwenzele ngayo imbeleko noma ukubiza uzo kwazi yini ukuhlolela efonini ngoba Uma ungbikiwe esibongweni skhabomama nakhabo baba kusho ukuthi ithonga alikwazi umuntu osesimeni esinjalo uzokwazi yini ukumhlolela ngefoni
A ngekhe ithongo lingakwazi futhi wena ongabikiwe akusontloso yakho leyo nanjengoomntwana. Okunye ukuthi imigudu iyakulandela. Ungase uthi alikwazi ngokuphelele. Leyonto kwinkinga onazo kuyoba sisigaba esohlala sivela emoyeni.
Ithongo liyakwazi nokuphepha uphephiswa lilo qha uyihlo nonyoko kunye nonyokolume kusuke bengazenzanga izinto ezi qondile.