During the time of Israel when all those things were happening, there were people at the southern part of Africa. Those are our ancestors, their history we've lost..... Yeshua is an messanger of God from Israel.For the jewish people. Like many prophet from different cultures who works are not properly documented today. He has absolutely nothing to do with us southern people but his people from Israel. That history is for israel people. Our own history is lost my brother... I believe in God the almighty whose great works is visible through people like you brother. People like Yeshua, Shembe, Buddha,Khrisna...
Ningangthathi kabi bafwethu nodade, I am big fan ye Transformation live, Bhut Menzisto I respect you a lot so ungangthathi wrong, iqiniso lami lithi thina man African si united & besi united until kufike inkolo yabezizwe kithi, Mina ngbona inkolo efike nabamhlophe ishlukanisile kakhulu as abantu abamnyama kanti besinakho okwethu ebesiphila ngakho, ukube alifikanga leliBible elisitshela ngoJesu ngabe sikholelwaphi ngoba ngabe sikholwa kumasiko wethu, so ngithi Mina Uma nisazodlala iBible nempilo kaJesu nisazoxabana nemndeni yenu too much, angisho ukuthi hambani niyohlola eynyangeni but le yokuthi siyeke ukukholelwa kumasiko wethu yiyo eynkinga, Mina ngkhulele osindisweni but angkaze ngimbone uJehova khona, kunalokho ngabona imsebenzi emibi kasathane, so ngokwami if usabona ngeso elehlukile ncono uzithulele kunokudukisa iningi cz thina syakwethemba kakhulu. If uzobheka amandiya akholelwa kwi life yabo, abelungu baphila mpilo yabo, amChina aphila impilo yawo, thina maAfricans amnyama sekumele sidukeke thina sodwa nje, asiyeke ukudlala ezinyizizwe zifuna ukfeza inhloso zazo ngathi thank you🙏
Aykho leyonto u Jesu akaze abekhona into yakhandwa ama uroupe Roman ngo 1BC athi usezelwe u mesiya uzalwe kwa Israel kwakuyi politiki leyo izizwe ezaphika umesiya Wama Roma zabulawa zahlaselwa impi Yama Roman enamandla ziningi kakhulu izinto ezahlanganiswa ukwakhiwa u mesiya kwadlula 300 weminyaka u costantine wabe engu mbusi e Roma wathi u Esus or Jesus ama Roma afuna abantu bakhonze u god sun Jesus unto engekho
@@xolanimaxola8020bafo awubheke lobaba ekuthiwa motsheka uzobona ukuthi yenziwe research laphaya hayi lezincwadi ezibhalwa abelungu with a wrong information 😢
Ngiyakuzwa kodwa uzongena esontweni (orginisational church) lakungachazwa khona i bible kahle... akahambe ngale pace yakhe aze ambulelwe iqiniso langempela elibhambathwe yiwo wonke amasonto (all organizational churches) I love that God is returning people to His Truth
why dont you focus on your platform mc because u can see ikhula ngoku unga post nix n ne transfomation live ikhule ingaka nje nguwe n if ungayeka nayo ingama
Mc awuphendul la please 1. MC ukube abamhloph abafikang ne bible ngabe sikholelwaph 2.kungan simelw ukufund i bible ukuze si understand unkulunkul, ei Mc ngikuding mina face to face on open debate nje sikhulume amaqiniso, koz asithintek ndawo kuleli bible
But who is johann nd Joshua, why is it that our traditional names are not in the bible nd who wrote the bible? We all know that God is real nd existing but not jesus. We can't be calling the names of abo Abraham who are dead nd not mention our parents names
Ey nami ngihleli ngizibuza. Isikhathi esiningi abantu bazitshela ukuthi if sikholelwa ngokwenkolo yobaba Mkhulu sisuke singamazi UNkulunkulu. When whites came here with christianity....they found us already sikholelwa UNkulunkulu. Imagine a God that says go and take land "promised land" and you can kill whoever stands in your way... this God of Christianity is a jealous God, a greedy God and a murderous one. Thina we never believed in such.
I suggest uthethe ngezi zinto ezenzekayo not abo Johann nabo Joshua abangamadlozi wangaaaapha kude esingaba khathalelanga, if u out of real stories nam ndingakunika few untold stories ezenzekile ezinye zazo zikhe zaphuma kuma TV but kodwa bezikhupha ngendlela abaxelelwe ngayo abe ozindaba. Plz stick on that. This Jesus, Johann, Joshua and Jezabel thing is annoying.

@@simosakhemfanaka_my_lovenk2242Bro😂😂😂 Thanks... The Zulu Nations is hardly 900 years old...It's a new nation...but most of Black South Africans always bring the topics that why are Black people names not in the Bible...which is foolish ..lol Why are Indians, Afrikaaners, Dutch, Japanese, Chinese, English people not in the Bible???😂 Abraham, John, Joshua etc were names that were used by Romans or Greeks....they do not originate from the English language...
You won't understand until you have the spirit of God in you, receive Jesus as your saviour then the Holy Spirit will come inside you, then you will understand, without the Holy Spirit you can not understand the bible, satan can not understand the bible
Ngiyaxolisa ukukusho loku mkhaya wam.wen uyakholwa ned awuzibon.angive ngikuthanda ngiyakulandel kakhulu.uyisibonelo sifunda lukhulu kuwena❤😊😊❤
Uyadlula umlayezo ngisho ungagezile 🤣😂🤣
😂😂😂
You are the Best the way uchaza ngakhona izinto uyawuiabulisa umoya wami
Onendlebe makezwe
Siyabonga MC 🙌👌
Yesu,yehova,Yeshua kufakazela kuthi uletter J Kade ungekho ngampela kudala...dankie MC😂😂😂😂
Ngajabula ukuzwa amazwi amanzi ngisaqala nje ngilalela video yakho uma uthi "uyamthanda unkulunkulu 🙏 syabonga bhuti
GOD bless u my brother God loves u as you are
During the time of Israel when all those things were happening, there were people at the southern part of Africa. Those are our ancestors, their history we've lost..... Yeshua is an messanger of God from Israel.For the jewish people. Like many prophet from different cultures who works are not properly documented today.
He has absolutely nothing to do with us southern people but his people from Israel. That history is for israel people. Our own history is lost my brother...
I believe in God the almighty whose great works is visible through people like you brother. People like Yeshua, Shembe, Buddha,Khrisna...
Wooow Bhut' Menzi 😢 😊❤🎉 U don't cease to be great ! 👏
Ukthanda uNkulunkulu kudinga ukt ukholwe mfwt futhi uvume ngomlomo wakho ukt wavusa uJesu kwabafileyo, futhi uJesu uyiNkosi noMsindisi bese kuba ukusindiswa kwakho lokho!!!! Hallelujah. Never say awukholwa!!!
Definately
Ningangthathi kabi bafwethu nodade, I am big fan ye Transformation live, Bhut Menzisto I respect you a lot so ungangthathi wrong, iqiniso lami lithi thina man African si united & besi united until kufike inkolo yabezizwe kithi, Mina ngbona inkolo efike nabamhlophe ishlukanisile kakhulu as abantu abamnyama kanti besinakho okwethu ebesiphila ngakho, ukube alifikanga leliBible elisitshela ngoJesu ngabe sikholelwaphi ngoba ngabe sikholwa kumasiko wethu, so ngithi Mina Uma nisazodlala iBible nempilo kaJesu nisazoxabana nemndeni yenu too much, angisho ukuthi hambani niyohlola eynyangeni but le yokuthi siyeke ukukholelwa kumasiko wethu yiyo eynkinga,
Mina ngkhulele osindisweni but angkaze ngimbone uJehova khona, kunalokho ngabona imsebenzi emibi kasathane, so ngokwami if usabona ngeso elehlukile ncono uzithulele kunokudukisa iningi cz thina syakwethemba kakhulu.
If uzobheka amandiya akholelwa kwi life yabo, abelungu baphila mpilo yabo, amChina aphila impilo yawo, thina maAfricans amnyama sekumele sidukeke thina sodwa nje, asiyeke ukudlala ezinyizizwe zifuna ukfeza inhloso zazo ngathi thank you🙏
Uqedil nje uyichabil nje kahl, ngoba umbuzo wohlez umile nje ukuty ukube abafikang ne bible abamhloph ngabe sikholwaph,mina angimaz lonkulunkul owayekhulum nabantu, thina sikhule kuthiwa ongaziw,kodw lezincwad lezi ei ziyiqedil imnden
@@sphamandlamkhize4396 kakhulu mfwethu
Uma wazi ukuthi uNkulunkulu ukhona, kusho ukuthi uyakholwa, futhi angeke usindiswe uma ungakholwa.
Uyazi uma ngikubuka Menzisto ngibona ucishe ufane no Jabu Pule nginamanga yini babukeli?
Lendoda yayiisihlale 8 years ngaphambi kokuzalwa kukaJesu
Uyachaza Linda ngiyakuzwa
Mina ngiyakuzwa bhuti MC agxekimuntu indlela wena obonengayo impilo iyona ekuthathe wathatha inqumo futhi awulwi nenkolo kanoma ubani mina ngiyakholwa unkulunkulu kanjalo nabaphansi kodwa kukho konke nginemibuzo engaphenduleki kushuthi nje ngenza engikubonayo kuthi kuyangiphilisa futhi kunginika ithemba mangenzekhona eka brother Enigma nayo ngiyayizwa futhi icacile kimina inkinga la ekhona ukuthi isimo somhlaba nempilo yabantu ishinyshe kakhulu uzithola usuphila isi satan ungaboni kanti isimo sempilo esibhekenenaso unkulunkulu y evumele lezinto ezimbikangaka zibise emhlabeni
Aykho leyonto u Jesu akaze abekhona into yakhandwa ama uroupe Roman ngo 1BC athi usezelwe u mesiya uzalwe kwa Israel kwakuyi politiki leyo izizwe ezaphika umesiya Wama Roma zabulawa zahlaselwa impi Yama Roman enamandla ziningi kakhulu izinto ezahlanganiswa ukwakhiwa u mesiya kwadlula 300 weminyaka u costantine wabe engu mbusi e Roma wathi u Esus or Jesus ama Roma afuna abantu bakhonze u god sun Jesus unto engekho
Cha amaRoma ayebulala abalandeli bakaJesu kwaze kwafika iskhathi sika Constantine inkosi okunguye wamukela inkolo yobuKristu kodwa wafaka imthetho yama Roma yokukhonzwa kwezithixo enkolweni, kunomehluko phakathi kwe Christianity Kanye neRoman Catholic
@@xolanimaxola8020bafo awubheke lobaba ekuthiwa motsheka uzobona ukuthi yenziwe research laphaya hayi lezincwadi ezibhalwa abelungu with a wrong information 😢
Sawubona MC. Bhuti mina ngineskhathi impela ngikulandela futhi ziningi izinto osungisize ngazo empilweni. Ungenze ngabona impilo ngenye indlela. Uyabona la ngenkulu inhlonipho angizwisisi kahle. Ususho ukthi bhuti ngempela ngempela ukuthanda ingane nomzali wakho sekungaba into ekungafanele siyenze kumele sithande yena kakhulu ngemuva kwazo zonke lezindaba ezibuhlungu osilandisa ngazo yena nje u Yeshuwa ukhathazeke ngokuthi sithanda abazali nezingane asinike zona. Ayehli kahle kimi lendaba, izingane ziyahlukumezeka la ngaphandle uthando iyona into ekumele sibe nayo ngiyathemba ziningi nezinto ezingashitsha uma kunganda uthando. Sime kancane ngokuthanda uYeshuwa ngoba naye akazivikeli lezingane ezingakwazi ukuzivikela. Alwande uthando nobuntu kubantu. uYeshuwa sizombona ngalesoskhathi abantu abathande izingane zabo nabazali ngakho konke abanakho futhi babavikele. Mhlampe ngikhulunyiswa ukungazi nencazelo yalenkulumo ngingayijabulela ukthi nje wenabe okwamanje angiyiboni inkinga. Ngiyabonga
Impela ayizwanga icontext yalendaba. Ulahleke kakhulu qhawe lami
Aw kodwa mfwethu uyasiphilisa hawu Mr vele thina bantu sikholwa izinto ezingathi shu siyeke okweqiniso
Yohhh Mc ksamele uke uvule I platform yokukhuluma lezinto ibe yiyo I podcast abantu beke Bethole nethuba lokubuza imibuzo
Yayidla ini lenkunzi echibini lulemnyaka emngaka, ngyazibuzela angiqondile ukwenza ihlaya, ukuthi ezinye izinto zebhaybheli ziyindida noma kwakungadliwa ukudla ngaleyo mnyaka.
Thanks for the message MC. Nami bandla angihlangani nabantu abahlolayo.
Kunjalo Menzisto BROTHER. And akuve lulukhuni ukutshela abaNtu bakithi lowomlando. Baphika beze bekhiqize amankemfu
Lomlando webhayibheli uyinkinga ngoba nifike nithi uJesu uYeshua, kodwa khona lapho nithi kwakuneJerusalema esinganizwa niliguqula lelogama. OJoshua noJohan anibaguquli.
100% vele abantu abaningi ngeke bayizwe ngoba ayikho sezingeni labo.
You spoke deep my brother
It's very true when you think beyond earth's teachings
Ngyakuzwa mina Menzisto bhuti. I deep kakhulu lento kaNkulunkulu nami sengiyabona.
Thando luni lolu okukhulunywa ngalo. Mhlawumbe leliversi likhuluma ipolitiki njengoba ushilo ukuthi lashintshwa ukufeza ipolotiki. ANGITHI UJesu wayevezwe emhlophe.
NGIKUZWILE MINA WE MC..THANK U❤❤❤
Ngaze ngajabula kakhùlu ❤
Leloversi ithi othanda unina noyise kunami kangifanele. Isesabiso lesi esenzelwe ukuba uhlamuke abazali ulandele uJesu(umlungu)
NGIYAKUZWA MINA NGIMTHANDA UMA ESETHI KULENDODA BONA NDODA UPHILISIWE UNGAPHINDE WONE NGOBA UZOVELELWA OKUKHULU KUNALOKHU
Mc Crush yami mfethu umuhle mungagezile ngeke 😂😂😂😂😂
Uyambona yini, hay angsazi ke manje😂
We menzi ngifisa ukukunika esami istory, usi share kodwa angazi ukuthi ngizokwenza kanjani ngoba angiku thandi uku typer,kuncononi VN
Ngiyakuzwa My Buti ❤🙌
But at the end you must receive Jesus Christ as a saver because into yevangeli usumbulelwe yona
Ngiyakuzwa kodwa uzongena esontweni (orginisational church) lakungachazwa khona i bible kahle... akahambe ngale pace yakhe aze ambulelwe iqiniso langempela elibhambathwe yiwo wonke amasonto (all organizational churches)
I love that God is returning people to His Truth
Ukuthanda abantwana bakho, kukuzibhekelisa kuThixo? 😂😂😂
Impi elapho eIsrael kumanje nguayesaba Kade ngbona ama video,kant kahlehle ikona kuph okuyiko,ngomlando,ngebible nanga lomhlaba esphila kuwo
Sinawe, bhuti ❤
Uqedile ungethole bhuti 🙏
Mmmh hlez ngiphawul kodwa namhlanje unginqum umlomo
wakhuluma Mc syabonga
Hayi uyalahleka ke ngoku bhutomdala...khawubuyele kwi transformation live bhuti uyeke lento yecawe
Joshua which chapter and verse My brother ❤️
uNkulunkulu uthi yena udedela umuntu enze akuthandayo.Uma uqoka ukwenza imisebenzi enikela umphefumulo wakho kusathane ungakhali uthi kanti uphu uNkulunkulu.Uphuza ubsuku bonke udlala izingoma zamasathanist otshwaleni zomdanso kodwa ngala ugade ukuvikelwa uNkulunkulu.Uyakwazi yini umzali wakho ukukuvikela uma uhambe ebusuku waya kwa nhliziyo ngise? Ch manje uthi uNkulunkulu akuvikele uhamba nosathane umkhethile.Vikelwa uyena usathane omthandayo phela.
Unkulunkulu ukuwe, unguwe that means zithande wena qobo, uzinakekele ngokwemvelo kuqala kunakho konke, njengoba nawe uyimvelo.
😂😂aw Bishop pastor prophet menzisto
😂😂😂😂😂yhooo niyasukelana kodwa
🤝 Thanks to you Mr Cebekhulu
Well said Bhuti
why dont you focus on your platform mc because u can see ikhula ngoku unga post nix n ne transfomation live ikhule ingaka nje nguwe n if ungayeka nayo ingama
Ihhe iChencele🤣🤣🤣
Mc awuphendul la please 1. MC ukube abamhloph abafikang ne bible ngabe sikholelwaph 2.kungan simelw ukufund i bible ukuze si understand unkulunkul, ei Mc ngikuding mina face to face on open debate nje sikhulume amaqiniso, koz asithintek ndawo kuleli bible
My brother Joshua wasn't either a profet or Elijah
Baba❤❤❤
Hambo vula ibandla bhuti... izwi lenkosi likhona
🎉🎉🎉up lapho bhut
🙏
Akahambe loyo Jeswana wakho. Ngeke ngithande kakhulu enye indoda ngiyeke ingane yami. Gede
If J was introduced 500 years ago, it means the word Jehova did not exist before 500 years. So who was Jehova before introduction of letter 'j'?
@Luthuli, his name was and is YHWY.. U Yahweh mawulibiza, Jehova is a Latinization of the Hebrew word word Yahweh.
Uthi letter j came 500 years ago Koda uthanda ujoshua no jonah
Uthini mfe2 I don't understand
Letter J is from other language but lichaza the same people
Lindamkhonto bafo
I like your stories but at times you repeat the same thing over and over again
So what ,Musa phela ukubuka ama video akhe ,Ku easy
@bongythwala9840 ok ngizokwenza kanjalo ke..thank you for the advice
Israel not Africa sir
But who is johann nd Joshua, why is it that our traditional names are not in the bible nd who wrote the bible? We all know that God is real nd existing but not jesus. We can't be calling the names of abo Abraham who are dead nd not mention our parents names
Ey nami ngihleli ngizibuza. Isikhathi esiningi abantu bazitshela ukuthi if sikholelwa ngokwenkolo yobaba Mkhulu sisuke singamazi UNkulunkulu. When whites came here with christianity....they found us already sikholelwa UNkulunkulu. Imagine a God that says go and take land "promised land" and you can kill whoever stands in your way... this God of Christianity is a jealous God, a greedy God and a murderous one. Thina we never believed in such.
💥💫
I suggest uthethe ngezi zinto ezenzekayo not abo Johann nabo Joshua abangamadlozi wangaaaapha kude esingaba khathalelanga, if u out of real stories nam ndingakunika few untold stories ezenzekile ezinye zazo zikhe zaphuma kuma TV but kodwa bezikhupha ngendlela abaxelelwe ngayo abe ozindaba. Plz stick on that. This Jesus, Johann, Joshua and Jezabel thing is annoying.
There is no such a reality in real live, fantasy at it's best, u are misled, u are reading from the bible we all don't who wrote it
Maybe u don't, but thina we know. So pls stop the thinking that if u don't know something bese ucabanga ukuthi nathi asiyazi.
But who is johann nd Joshua, why is it that our traditional names are not in the bible nd who wrote the bible? We all know that God is real nd existing but not jesus. We can't be calling the names of abo Abraham who are dead nd not mention our parents names
Our parent's names are new mfowethu. Even Zulu nation is new
That is true bro🙏
@@simosakhemfanaka_my_lovenk2242Bro😂😂😂
Thanks...
The Zulu Nations is hardly 900 years old...It's a new nation...but most of Black South Africans always bring the topics that why are Black people names not in the Bible...which is foolish ..lol
Why are Indians, Afrikaaners, Dutch, Japanese, Chinese, English people not in the Bible???😂
Abraham, John, Joshua etc were names that were used by Romans or Greeks....they do not originate from the English language...
You won't understand until you have the spirit of God in you, receive Jesus as your saviour then the Holy Spirit will come inside you, then you will understand, without the Holy Spirit you can not understand the bible, satan can not understand the bible
@@harrietndlovu6531😂