Yooh aiy shadani bafe2 niyabona umakoti uyimela kanjn indoda yakhe kanye nomuzi wakhe akabalekiswa izinkinga zomndeni, big up to omama abanjena, i wish nithole usizo, Professor Godo, Dr Mkhize kwamashu or emlazi angisazi kahle
@@mbusomakhunga1023 kunzima siwinisa I team e wrong sifulathela owasidalayo owazi konke ngathi noma ungaba nemali ekasathane uzokwephuca uma ungenaye ujehova kubuhlungu sizothini -ke
Zikhona *IZINYANGA* ezimnkatsh' bovu mina nje ngiphonsi nselela kuzo kakhulu ke le ezithi zifuye okanye zigcine lezi zinto kuthi zilekeleke phela zinto anda lezi zinto
Yooh aiy shadani bafe2 niyabona umakoti uyimela kanjn indoda yakhe kanye nomuzi wakhe akabalekiswa izinkinga zomndeni, big up to omama abanjena, i wish nithole usizo, Professor Godo, Dr Mkhize kwamashu or emlazi angisazi kahle
Nina bantu bakudala ...😢 vele nina nibekezela i abuse and misery!!
Lwaze lwabuhlungu udaba lwenu. Ngicela ningithinte silungise lesisithwalo. Ngeke ngikwazi ukukhuluma okuningi lana.
Bafo Mina ngifuna ukuthwala I contract ungangisiza yn. Yhoo Ave ngixakekile
@@KhumbuzileXuluThatha lesi sobutabane siyasheshisa...uwen abazokwenza usisi!!!
@@enhlemthethwa3738😂😂😂😂😂
😂😂😂😂
@@KhumbuzileXulumagxabhashe abanye bafuna ukuphuma wena ufuna ukungena kanjani nje kodwa yoh i give up
Ubaba wakulomuzi umyeni ka gogo kuyacaca wayethwele inkinga akashongo kumuntu yingakho kushabalala konke manje neylwane zakhe Umkhulu zilambile okungenzeka azisenzelwa phela usiko lwazo ngoba akekho owaziyo owatshelwa ngalesthwalo.
Sesibulela nje ukunyamezela kwakho emzin sisi uthixo akusikelele❤❤❤
Sgadla senyanga DR 2 + 2 siza mkhulu siyakucela 🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏
Ukhona umntu othweleyo apha noba wasishiya na kodwa sesomntu ongasaphili so asondliwa sinomsindo kengku
😢😢😢😢joooh kwaze kwanuhlungu
Ubuthakathi bukhona ezweni futhi buyaphila.kubuhlungu lokhu.umona kubantu ukhona ngoba isenzo soomuntu lesi
Izilwane ezishisa umlilo Jehova yho kunzima uvutha straight
Abantu ababalekele edwaleni elingu Jesu,akukhokhwa mali,sindiswani kusenesikhathi usathane uzobaleka…bizani abazalwane bezothandaza lapho
Abantu abafuni nakuyizwa indaba ka jehova sithemba Abantu nezinto zasemhlabeni okudlula yena,kanti ujehova uyasithanda inkinga sibhizi asizwa noma ekhuluma mhlampe ngoyedwa nje kulomuzi ongabiza igama lakhe inganqotshwa yonke lento,hey usathane uma esehamba nawe ebe azi imfihlo uNkuluNkulu ayibe kuwe akananembeza uze ayokuphonsa eweni ubone usufile ungasenakwenza lutho
@ eyi ungabe usasho,bancamela ukuhamba bekhokhela abantu izimali kepha lukhona usizo oluvela kuNkulunkulu free of charge.All you need to do ukudela konke kuye.mina ngiyadabuka kakhulu yazi.Ukube abantu bebebazi ubumnandi nenkululeko Eli Christ Jesus bebeyobaleka bonke baye edwaleni…Lithi ibhayibheli uqalekisiwe umuntu othemba lakhe likubantu.
@@mbusomakhunga1023 kunzima siwinisa I team e wrong sifulathela owasidalayo owazi konke ngathi noma ungaba nemali ekasathane uzokwephuca uma ungenaye ujehova kubuhlungu sizothini -ke
@@thuladumakude2511yoo hayni ujesu kodwa ulungu yiyo sekwabanje nje thina sasikhala entabeni even sekunganethi kunethe
@SonwabileMzimkhulu u Nkulunkulu wanikela ngendodana yakhe ezelwe yodwa ukuba izofela izono zawo wonke um'ntu hhay abamhlophe kuphela kuze nizoyeka kokhala entabeni nikhale kuyo mawukhale kuyo ukhale ku Nkulunkulu uqobo
Sizan zinyang zasemning africa king bhaka woza baba
Isthwalo lesi sesi
The main thing is to deal first with the fire problem. Then work on the building, course according to the story the is a chance that it can burn.
Khuluma iqiniso makoti usuka kanjani umlilo umnyeni wakho yini yena engakhulumi
Mina ngicabanga ukuthi uBaba uthule nje yingoba bekwenzeka lokh engekho. Kona lenkinga iqondene naye uMama buka uhambe wayakubo wafika kwashuba
Phakelani imkhovu, its looks like lendlu eno jojo tank inemkhovu logogo osesbhedlela uyena othakathayo, manje imikhovu ilambile
Keep it up Shepard njayam span sakho sifane nales wawsenza groundin
i can assist lo ongasitholi isikole uyena engakhona ukumsiza
Ngicela ungithinte bafo 0793946084
Yoh bayathakatha abanye abantu la ngaphandle 😱😱😱
Kubukeka engath ugogo njob egula akasakwazi ukphakela umkhovu wakhe, eynganen zakhe ezinesbindi azkhulume naye anichazel usiko lawo bese niyawnakekela konke kzolunga🙏
Sengifisa ukwazi iqhikamba yomsuka walendaba...ubani whose behind this...
Isithwalo lesi ngeke uvutha uyavaleka
Izilwane ezishisa umlilo Jehova yho kunzima uvutha straight yho okusho ukuthi once wabthatha nje uyasha umuzi wakho
Iyani kulomkhulu oneysini, u Enigma, uthi yena ukwazu ukukhuluma no Jesu..
Hawu😢😢😢
Zikhona *IZINYANGA* ezimnkatsh' bovu mina nje ngiphonsi nselela kuzo kakhulu ke le ezithi zifuye okanye zigcine lezi zinto kuthi zilekeleke phela zinto anda lezi zinto
Cc ngyacela if awkasizakali ngcela uyofuna usizo erevelation spiritual home eholwa ngubaba uradebe uzosizakala hayi ngemali cc wam otherwise uzophelelwa yimali. 🤞
Nkosiyam 😢😢 so painful🤧
Engathi inyanga yeshumi ingas8bona lesomo bakithi noma umkhulu mabalengwe lekelelani bakithi
inkinga nami ngingalakhela indlu izosha futhi
Banishaya ngoVutha
Sisithwalo senyoka ,ave inolaka inyoka yoniqeda nonke
😢😢kubuhlungu
Khona umuntu owalanda isthwalo esbhedayo
Kwanzima baf2
Mmmm i wish nisikale yazi ibuhlungu kakhulu ke le
Kahleni bo kwenzakalani la😮😢
Inyanga yeshumi😢😢
Kwaze kwanzima la kulomndeni sizani sizwe sakithi engathi bengasizakala kodwa okudidayo umama uzwakala engathi usonta kwashembe bajwayele ukuthi ushembe uyena onamandla okusiza kuphele into enjalo manje umama akalubiki ngani udaba kushembe abasize ukuvala lomlilo bese ke bezanyelwe izindlu ngoba mabakha ingalungisiwe inkinga kusazosha futhi inkulu into ekhona kulomndeni sizwe sikamthaniya sizani bo
Zama Mama ukuhambakukhulu u 2+2 , umdinge ku Facebook kumbe ku your tube
Yhoo indlu entle kanje
Phansi e Richards bay emandlanzini 🎉eyi kwanzima
Aibo khona into enje 😮😮😮😮😮😮
Uphi ugodooo😢
Jesu ulidwala ehlane,umpheme wokuphephela
😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭kunzima emhlabeni
They are not telling the truth!! They can’t get help! They know the cause of this problem. Yoh kemathatha fela
Why kukhuluma umakoti ubaba wekhaya ekhona umqedile nguye oseyindoda lapha ekhaya and lesi isithwalo esitshisa umuzi ngesake
Bachazile ukuthi umama ohlale ekhona uma kwenzeka lezigameko...
isithwalo lesi ngesakhe umakoti uyambona ukuthi uhlakaniphe kakhulu
😂awu
😂😂😂 sewthini manje 😂
🤣🤣🤣🤣🤣🤣 yazi uyathakatha wena!!
😂😂😂😂😂 angsazike😊
Ngibona ubaba angasho lutho kodwa ngiyabonga umakoti wakho unothando uw'mele umuzi wakini bhuti khona owalanda into e'wrong or umkhulu owashiya izinto zakhe so azisanakekeleki ngathi ningathola abanu Godo anisisize wabasiza kwaMaphumulo of om mot mistaken ibuhlungu lento
Ubaba or amaDoda kulomuzi awakhulume...akekho nje owathatha lento🤔
La Eswatini sitsi lubane aludlali buyani batonisita
Yaze yabuhlungu into inzima impilo uma kunjena kodwa lento ihambelana nesthwalo
Ntombi yakoMakhedama, Nomane kaMgabhi, ngicela nike niyobikela uNyazi LweZulu ngalenkinga enibhekene nayo!! Ngingumalndeli nje ongelutho futhi ozalelwe ensindisweni kodwa imisebenzi yoNyazi ngiyakholelwa kuyo ngoba luwuNkulunkulu uqobo lwakhe!!!
Singabantu abamnyama ake sithembe uNkuluNkulu,yini le eyenza sithembe um'ntu owadalwa uNkuluNkulu phezu kwakhe akukhona ukumethuka ujehova?usathane wazi konke ingakho kuthiwa uyisitha semindeni yonke,lomndeni kunemfihlo phakathi kwawo noNkulunkulu abangayazi kodwa eyaziwa isitha asiyilwisi into engekho inkinga bona babalekela endaweni e wrong ingakho bengeke basizakale,ujehova kuyadingeka simthande simethembe ngoba uyasithanda futhi akafuni ngathi kubuhlungu kuye uma ezoklolodelwa isitha sakhe sithi awubheke izingane zakho zithanda mina kunawe,uyophaphama ekufeni ungasenakwenza lutho esehleka yedwa usathane usubona isibusiso ujehova abesibeke phezu kwakho,nomndeni wakho wehlulwa nje ukuzithoba nokumethemba kuvuleke yonke iminyango.
ingane zahamba zingakutshelanga
Ubaba akakhulumi yini kanti ubani umfowenu akanalo izwi
🤣🤣🤣🤣
Ekhaya kwenzeka skhathi eside lokhu sbalek eyintabeni saze sasizwa omnye bhuti wasempangeni kwakusha nosofa
Awubasize ke nkosyami kunzima
@nosiphothembekathembeka4582 mhlampe makungavela bona ngingazama ke
Isono bakithi kodwa yini ubthakathi😭😭💔
Mawuthwele usuke uzithakatha ngokwakho
I suspect Granny lo ose hospital...she must tell the truth!!
Mkhulu ngisola yena
@@joycehlophe1829 owww umkhulu?
Xe😢im makhulu
Umhlola
Hhaybo 😢
😢😢😢😢
KuneSithwalo
Inyanga yathiní yona umama makathethe iqiniso kuthi mlilo sukPhi
Awu wena wazinjn ukuba khona okwashiwo inyanga Kumama awuchaze sizwe
Ugogo lo ogulayo uyena onemkhovu..
Bakho a njena Bo 2+2
Awuu ngyayazi lento enhlelayo yakeyangenza lento yashayonke indlu yami sasinda kodwa engathi ningasizakala
Bafeth lento yabantu abalahla izilwan zabo ekhaya kulenyanganj khon okusika izicathulo zethu asazi kwenzekan shm
Ngiyayazi lento angiyifiseli muntu
Nalutholaph usizo?
@ntombidlamini1803 empangeni
Kunzima nasizwa ubani
Kubukeka engath ugogo njob egula akasakwazi ukphakela umkhovu wakhe, eynganen zakhe ezinesbindi azkhulume naye anichazel usiko lawo bese niyawnakekela konke kzolunga🙏
Haibo 😮
😳😳🙆♂️