Размер видео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показать панель управления
Автовоспроизведение
Автоповтор
Siyabonga, ngilana nje ngidinga usizo. Cela ukubuza kuchazani uma ikhandlela lishintsha umbala, emakhandleleni engiphahla ngawo, leli eliGreen lijike umbala labaGrey
Woow very interesting siyabonga ngolwazi olungaka…ngisacela ukuphuma kancane esihlokweni uma uphupha uganele kumntu vele onaye uphuphe ukubo upheka bonke bejabulile bakuyale kungaba kuchazani lokho…ngiyabonga
Pastor siyabonga ngolwazi ngizozengimthole ozaqhqqha amabhawo mpela
Uzomthola VanithaIthemba ungalilahli.I know, it has been longuhlushwa inkinga yakhobut I can assure you usizo luseyeza soon. Be blessed
@@NufliqOnline ngiyabonga Pastor
I love this channel!
Thanks TshiamoMay the Lord, God bless you
🕯️👏🏾 Siyabonga
Thanks to you too, Lulama.Goodness and Mercy shall follow you
Bhuti kunjani. Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha unabantu abaphezulu noRamaphosa. Ngaphupha ngipheke inyama kamnandi wayidla uRamaphosa
Inyama ibika isifo dear
UKUPHUPHA ABANTU ABAQAVILE1. Uma uphupha unabantu abakhulu noma osaziwayo noma abaqavile emphakathini; wuphawu oluhle uma ungumuntu onedlozi - kukhomba ukuthi unedlozi elikhulu futhi uzokuba umuntu ohlonishwayo ngomsebenzi wakho.UKUPHUPHA ABAPHATHI BEZWE2. Uma uphupha uMongameli okhona njengamanje; wuphawu olusho ukuthi ufuna ukuphila impilo ehloniphekile futhi ehlonishwa kakhulu. Noma uzohlonishwa emkhakheni okuwo.3. Uma uphupha umongameli wakho, ungqongqoshe, noma undunankulu; wuphawu oluhle olusho lukhulu futhi ukuthi uNkulunkulu uzama ukukukhuthaza ukuthi usebenze kakhulu noma kanzima uzothola umvuzo.UKUPHUPHA UPHEKA KAMNANDI4. Uma uphupha upheka inyama emnandi; wuphawu oluhle futhi lungakhombisa umnotho nenjabulo ozoyithola kungekudala. Futhi inyama iyaba wuphawu lwesifo noma ukugula.
@@NufliqOnline ngiyabonga Bhudi
Pastor weningi ngyaxolia ukuphuma esihlokweni kuchazani ukuphupha ushela intombi ikuqome
UKUPHUPHA UQONYWA1. Uma uphupha uqonywa intombi oyishelayo; wuphawu olubi olusho ukuthi angeke ikuqome futhi izokuphoxa.2. Uma uphupha uqonywa intombi oyishelayo; wuphawu olungakwehlela uma kungukuthi uhlale uyicabanga futhi unesifiso sokuthi ikuvume.3. Uma uphupha uqonywa intombi ongayazi; wuphawu oluhle olusho inhlanhla futhi ungase uvunywe izinto maduze kokuzamayo empilweni.
Siyabonga, ngilana nje ngidinga usizo. Cela ukubuza kuchazani uma ikhandlela lishintsha umbala, emakhandleleni engiphahla ngawo, leli eliGreen lijike umbala labaGrey
Woow very interesting siyabonga ngolwazi olungaka…ngisacela ukuphuma kancane esihlokweni uma uphupha uganele kumntu vele onaye uphuphe ukubo upheka bonke bejabulile bakuyale kungaba kuchazani lokho…ngiyabonga
Pastor siyabonga ngolwazi ngizozengimthole ozaqhqqha amabhawo mpela
Uzomthola Vanitha
Ithemba ungalilahli.
I know, it has been long
uhlushwa inkinga yakho
but I can assure you usizo
luseyeza soon.
Be blessed
@@NufliqOnline ngiyabonga Pastor
I love this channel!
Thanks Tshiamo
May the Lord, God bless you
🕯️👏🏾 Siyabonga
Thanks to you too, Lulama.
Goodness and Mercy shall follow you
Bhuti kunjani. Ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha unabantu abaphezulu noRamaphosa. Ngaphupha ngipheke inyama kamnandi wayidla uRamaphosa
Inyama ibika isifo dear
UKUPHUPHA ABANTU ABAQAVILE
1. Uma uphupha unabantu abakhulu noma osaziwayo noma abaqavile emphakathini; wuphawu oluhle uma ungumuntu onedlozi - kukhomba ukuthi unedlozi elikhulu futhi uzokuba umuntu ohlonishwayo ngomsebenzi wakho.
UKUPHUPHA ABAPHATHI BEZWE
2. Uma uphupha uMongameli okhona njengamanje; wuphawu olusho ukuthi ufuna ukuphila impilo ehloniphekile futhi ehlonishwa kakhulu. Noma uzohlonishwa emkhakheni okuwo.
3. Uma uphupha umongameli wakho, ungqongqoshe, noma undunankulu; wuphawu oluhle olusho lukhulu futhi ukuthi uNkulunkulu uzama ukukukhuthaza ukuthi usebenze kakhulu noma kanzima uzothola umvuzo.
UKUPHUPHA UPHEKA KAMNANDI
4. Uma uphupha upheka inyama emnandi; wuphawu oluhle futhi lungakhombisa umnotho nenjabulo ozoyithola kungekudala. Futhi inyama iyaba wuphawu lwesifo noma ukugula.
@@NufliqOnline ngiyabonga Bhudi
Pastor weningi ngyaxolia ukuphuma esihlokweni kuchazani ukuphupha ushela intombi ikuqome
UKUPHUPHA UQONYWA
1. Uma uphupha uqonywa intombi oyishelayo; wuphawu olubi olusho ukuthi angeke ikuqome futhi izokuphoxa.
2. Uma uphupha uqonywa intombi oyishelayo; wuphawu olungakwehlela uma kungukuthi uhlale uyicabanga futhi unesifiso sokuthi ikuvume.
3. Uma uphupha uqonywa intombi ongayazi; wuphawu oluhle olusho inhlanhla futhi ungase uvunywe izinto maduze kokuzamayo empilweni.