Bekushubile ku Live kaMhlaka01 bexoxa ngo Dubula Mbatha nangemtalabho egcina imosha

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 24 дек 2024

Комментарии •

  • @Phakamanim
    @Phakamanim  12 дней назад +1

    Please don't forget to subscribe on Bhanyazile Studio

  • @NtombiKhoza-tm8hj
    @NtombiKhoza-tm8hj 8 дней назад

    Angiyena umlandeli kamaskandi angazi lutho ngawo into engihlaba umxhwele inkulumo kandodana uMhlaka One woow UNkulunkulu akubusise andise izinsuku zokuphila kwakho 🎉🎉❤❤

  • @MizokuhleNdimande-i3s
    @MizokuhleNdimande-i3s 8 дней назад +1

    Heeee yazinle nkulumo ngathi ngiyaqala kulalela u mhlaka1 namuhla aibo mfethu 😂😂MHLAKA 1 uwena lona mfethu ndoda mhhh ai NGIYABONGA MFETHU

  • @SakhiJetro
    @SakhiJetro 12 дней назад +4

    Yeah Mhlaka 01 laba bantu bama channel kumele bafunde ukuba professional nabo bayaxova uyazi ubhuti ubhanyazile ngake ngamkhuza naye ngalento kodwa ngendlela eryt futhi naye wakuzwa lokho.

  • @NombekoQumbisa
    @NombekoQumbisa 9 дней назад +1

    Syabonga mhlaka 1yaz yinhle into yenu ukuphumelo Bala nje name abantu ningabi amagwala nibs nifisa ukhipha ongaphakathi

  • @NombekoQumbisa
    @NombekoQumbisa 9 дней назад +1

    Waze wakhula kamnandi bhuti sgwebo syabonga amagama akho wonke ayakha wonke

  • @Mzwelicious
    @Mzwelicious 9 дней назад +1

    Kanti uMhlaka 1 ngelinye ilanga uyayikhuluma into ephusile...phela uhlezi eku live encolisa iGcokama..🙏

  • @SelbyZungu
    @SelbyZungu 12 дней назад +1

    Wakhuluma mhla 01 bhut ninosgwebo iqinso lelo

  • @thembitshembuyazi
    @thembitshembuyazi 7 дней назад

    Awu wakhuluma qhawe lakithi bayashoda Abantu abanjengawe ngeqiniso

  • @BeverlyNkosi-d9j
    @BeverlyNkosi-d9j 12 дней назад

    Ngiyakuzwa mina Dlakadla ubekile ❤

  • @MizokuhleNdimande-i3s
    @MizokuhleNdimande-i3s 8 дней назад

    Cha le nkulumo inhle iphelele nje ngoba engikhala ngakho mina ithina balandeli esenza izinto zibe nzima lana

  • @FisokwakheEricSithole
    @FisokwakheEricSithole 10 дней назад +2

    Yabeka lensizwa yikho nje ukuthi iqiniso liyababa kodwa onezindlebe uzwile

  • @machiliza-y3d
    @machiliza-y3d 11 дней назад +1

    Aiii kona asiphethe bandla amajapan ngolive ku tik tok ....uthi uyangena kulive kubhizi ngokhuzane aii kuzoke kushaye umoya bandla kutik tok abantu bafundile manje

  • @ThulaniMsizi
    @ThulaniMsizi 6 дней назад

    Ukungaphucuzeki nje ukulwela enye indoda

  • @SceloMtolo-ic3lm
    @SceloMtolo-ic3lm 11 дней назад +1

    Mhlaka1 bhuti minaangikuthandi unesidina kakhulu

  • @sphakanyiswanene890
    @sphakanyiswanene890 7 дней назад

    Aw yakhuluma lensizwa madoda ayithathi sayidi ikhuluma iqiniso lodwa nje

  • @Ngemamndeni
    @Ngemamndeni 12 дней назад

    So if uthi khona abakhokhelwayo ukuba bathuke abanye unabo ubufakazi and wena if uthuka abanye usuke ukhokheliwe?

  • @YangaCekiso
    @YangaCekiso 12 дней назад

    Yhoooo ndiyaqala ukuva uthetha kamnandi kanje ngo Mthandeni mhlaka 1

  • @LuckyMthombeni-ti1ko
    @LuckyMthombeni-ti1ko 12 дней назад +1

    😢😢😢ey kunzima ezweni

  • @siphokwakhemhlongo6308
    @siphokwakhemhlongo6308 11 дней назад

    Kanti uMhlaka1 beno Khuzani bayahlulekayini mabekhuluma bengamfaki Mthandeni bafethu Kanti yinile segcokameni usgwebo benomthandeni bayezwana umtalabho wabo wobungani phumakubo mhlaka1 unake iqhawelakho ukhuphule umsebenzi walo finish

  • @dumisaninxumalo7574
    @dumisaninxumalo7574 12 дней назад +2

    Inkinga yami ngoMgibe iyodwa .uMgibe mechaza uchaza njengomuntu otsheliwe ukuthi makwenzeka kufika amaphoyisa ukhulume lokhu nalokhu . Ngeke kuthi kuqhuma isbhamu wena ube ubuka iskhathi sokuthi siqhume ngobani iskhathi futhi wena ufike kuDubula ngobani iskhathi .Noma ngabe uwuhlanya olunjani . Ngeke futhi ngithi ngibizwe umuntu ethi ufuna ukungbona mina bese nghlukana naye phakathi uyothenga ipapa mina ngthenge inyama engabe ngnaka loomuntu engbizwe uyena angithi kumele nghlale naye mangithi mina ngshawa iskhathi kumele ngyobona unkoskaz nabantwana ? Ubungani obunjani lobu ? Ubungani mbumbulu mhlampe ? .Ubani futhi lo owayefonelwa ngoba abantu bayachazwa amagama abo . Usbukela ukthini iskhathi kuqhuma isbhamu akumele uphithanelwe yikhanda nawe njengabanye ngoba ubona impilo yakho isengozini na ? .Kodwa ke ngzomyeka ngoba angnalungelo lokumhlaba imibuzo angsilona iphoyisa .

    • @Mzwelicious
      @Mzwelicious 9 дней назад

      Aibo...Aibo....thula njengabanye lenkulumo yakho ixoxe sakuyihleba kuze uzokhuzwa abantu abakwaziyo

  • @MizokuhleNdimande-i3s
    @MizokuhleNdimande-i3s 8 дней назад

    Ithina balandeni abakhuluma kakhuuuuulu sidlule laba abaculayo and ngazo zonke lezinto ezibalwa abana msebenzi nazo futhi abanandaba nje ngampela

  • @sbusisocbudah7355
    @sbusisocbudah7355 12 дней назад

    Washaya ndoda ngyakuzwa mina 🤝

  • @ntombifuthimthabela5670
    @ntombifuthimthabela5670 13 дней назад

    Eyi wakhuluma kahle Mhlaka one.100%

  • @njabuloalbert1745
    @njabuloalbert1745 9 дней назад +1

    Wena wahlasela ubabuMgube uthi uyi NIU,udlame nje unalo bhuti uzwakala ngisho emlonyeni ulimulwakho alwakhi

  • @andisilepuwani9419
    @andisilepuwani9419 12 дней назад

    Dankie Mhlaka 1 ngikunzile mf💙💙💙💙💙💙💙💙

  • @cavirelagwala3627
    @cavirelagwala3627 8 дней назад

    Mina umbuzo enginawo uthi naze kanjan uDubula uhlaselwe ngenxa yokuthukana abekwenza ku social media?
    Okunye ke engifuna ukwaz ukut ushukuth akekho ombonile umadubula? Kahlen bakwethu bebegcwele abantu akekho nje noyedwa ongasho ukuth ubulewe uban noma yila kumacomments kuma social media uma esaba ukusho

  • @NosiphoNokukhanya-u3d
    @NosiphoNokukhanya-u3d 12 дней назад +1

    Ay Amazulu akithi nimculo wabo ukhipha izidumbu

  • @CyabongaKhumalo
    @CyabongaKhumalo 11 дней назад

    Aibo 😂😂 mhlak01 oxhaphile

  • @OupaTshabalala-b6c
    @OupaTshabalala-b6c 12 дней назад

    wakhuluma kahle mhlaka 1 ngiyakuzwa mina abashintshe abantu inhlamba ayakhi

  • @PhilaniMbhele-w8e
    @PhilaniMbhele-w8e 12 дней назад

    Bhuti mhlaka 01 kokunye uyaykhuluma into eyakhayo

  • @zukisamahlomane8475
    @zukisamahlomane8475 13 дней назад +2

    Nizofela emanyaleni balandeli bakaMthandeni ngoba ngathi niyabhayiza nilingisa iqhawe lenu

    • @Velisiwe-n6h
      @Velisiwe-n6h 12 дней назад

      Zibale nawe

    • @zukisamahlomane8475
      @zukisamahlomane8475 12 дней назад

      @Velisiwe-n6h angisangani mina ngoba angithuki muntu

    • @mbuyiselimncwabe8345
      @mbuyiselimncwabe8345 12 дней назад

      Uma uthi umuntu uyabhayiza njengeqhawe lakhe akuyona yini inhlamba leyo

    • @zukisamahlomane8475
      @zukisamahlomane8475 12 дней назад

      @mbuyiselimncwabe8345 leyo into iyaziwa umthandeni unentlamba so abantu balingisa yena kubantu abarongo

    • @KhehlaNkosi-v1z
      @KhehlaNkosi-v1z 12 дней назад

      uyagula wena uqhatha is isizwe ubhebhethekisa udlame kuyalungiswa wena uphakimpi

  • @KimNdoro
    @KimNdoro 12 дней назад

    Niyaphapha nonke balandeli bakakhuzane ngoba esebheda awusiyeke niyothakatha nobaba wenu

    • @IsraelMadondo
      @IsraelMadondo 12 дней назад

      ingqondo ayikho kuwe wisdwedwe sangampela wena

  • @SiboneloNjiyela-xo2fd
    @SiboneloNjiyela-xo2fd 11 дней назад

    Uyaphupha mdidi wakho

  • @MsawenkosiBlose
    @MsawenkosiBlose 12 дней назад +1

    Wena mhlaka 01 ukhuluma kakhulu mfana yekelani ukuhefuza izindaba njengabafazi ekenibe amadoda mani

    • @nzuzation
      @nzuzation 12 дней назад

      Empeleni uwena umfazi i

    • @thubelihlesamkelo2266
      @thubelihlesamkelo2266 12 дней назад

      Awufuni ukukhula

    • @VuyaniVivian
      @VuyaniVivian 12 дней назад

      We mfino ebolileyo

    • @nzuzation
      @nzuzation 12 дней назад

      @VuyaniVivian awuzwe nje tholukuthi uwumfana nezinhlamba zama cherry

    • @ThulaniMsizi
      @ThulaniMsizi 6 дней назад

      Ay cha unenkinga bhuti yin ewrong kule Nkulumo uyinhlobon yomuntu ngempela awuphilile ekhanda angifun kungasho

  • @NkosinathiMncwango-oe4kn
    @NkosinathiMncwango-oe4kn 12 дней назад

    Ayiiii lamandoda abafazi sukaaa uyaphela unyaka manje belokhu bekhuluma

    • @IsraelMadondo
      @IsraelMadondo 12 дней назад +1

      Wislima sangampela wena ufuna uhlamvu emlonyeni

    • @NkosinathiMncwango-oe4kn
      @NkosinathiMncwango-oe4kn 12 дней назад

      @IsraelMadondo sgalala gala skanyoko golo likanyoko elishaya mahazathi msunu kanyoko owomile Kade bewushisa ngocelemba obuya mlilweni malebe kanyoko golo lenja angikusabi fuseg

  • @vincentphumlani2277
    @vincentphumlani2277 12 дней назад

    Uhlezi nesphiwo sokshumayeza abantu babuyele enkosini

    • @mbusimt5905
      @mbusimt5905 12 дней назад

      😂😂😂😂😂😂

  • @malimhlanga1676
    @malimhlanga1676 12 дней назад

    Engan nawe mhlaka1 awulungise uthela usawuthi eslonden wena nje uyinkinga

  • @LindokuhleNkosithini
    @LindokuhleNkosithini 11 дней назад

    Khulumi qinisok mhlaka 1 lah

  • @lungisanibuthelezi8377
    @lungisanibuthelezi8377 12 дней назад

    Waybeka mfo kanti usuke ukuphi ukhuzani mayekhuluma iyndaba zabantu?

  • @SnethembasthokoKhumalo
    @SnethembasthokoKhumalo 12 дней назад

    Siyabonga bhuti Sgwebo qiniso lakho

  • @SnethembasthokoKhumalo
    @SnethembasthokoKhumalo 12 дней назад

    Wakhuluma mf2 inking kukhona angeke bakuzwe kodwa onendlebe uzwile

  • @babongilemadikizela9631
    @babongilemadikizela9631 12 дней назад +1

    Awuvezi ngani abantu abakhulumayo waziveza wena nje mxm

  • @SindisiweMthembu-f3d
    @SindisiweMthembu-f3d 12 дней назад

    Wakhuluma kahle ubhuti

  • @andrewjosephs2792
    @andrewjosephs2792 12 дней назад

    Hhau bakwethu wakhuluma kahle mtanami,Qhubeka ukhuze kuyajabulisa Uma sobona sizwa amadoda empela ngoba kuthiwa okuhlula amadoda kuyabikwa..

  • @SikhumbuzoSifisoGumede
    @SikhumbuzoSifisoGumede 12 дней назад

    Cha naze nawalandela amanye amadoda

  • @philanidube8826
    @philanidube8826 12 дней назад

    MsawenkisiBlose kukhuzwa udlame WENA uyaqhubeka Kanti NINJANI madoda nifuna kwenziwe njani ngempela Uma ningasezwa kanjena

    • @SiyamukelaVincent
      @SiyamukelaVincent 12 дней назад

      Uyena ke impela ozokhuza loh phela angeke umuzwe uma ungamfuni

  • @AyandaDladla-t6n
    @AyandaDladla-t6n 12 дней назад

    Yeah ner

  • @MbongseniMkombe
    @MbongseniMkombe 11 дней назад

    Umavava nokhuzani abasinike udubula asizona izilima

    • @thulanimfana4776
      @thulanimfana4776 10 дней назад

      Uyanqena yin ukuya police station bayaludinga ulwazi lakho

  • @ZakheleGasa
    @ZakheleGasa 12 дней назад

    Sasikhona mpela sasngazi ukuth kwaku planiwe

  • @DominicSibanda-ye8ez
    @DominicSibanda-ye8ez 12 дней назад

    Sngwebo uyinsinzwa mfowethu

  • @mthandosithole3753
    @mthandosithole3753 12 дней назад

    Khona ukuthengwa kwabalandeli kuthi bathengwe ikhona omunye waze wasebenzisa umlandeli wakhe ku tv show yakhe ngokuthandana nomawengane yomculi ambhoklayo

  • @MbongseniMkombe
    @MbongseniMkombe 11 дней назад

    Uyasinyela wena unamanga nibulalelani abalandeli bamthandeni kwenzenjani

  • @Mdlahlezi
    @Mdlahlezi 12 дней назад

    Ngyathanda lapho mhlaka 1 abantu abayeke ukulandela umculo ngezinhliziyo

  • @umhlengidumangengomatop2810
    @umhlengidumangengomatop2810 12 дней назад

    Insizwa lekhuluma lana bafana

  • @zothahneliswa1686
    @zothahneliswa1686 12 дней назад

    Hawuuu isdingo salenkulumo yomuntu osewashona urty mawkhuza kodwa musa ukuvusa izinhlungu zomndeni wakwaxulu.....kodwa kokuningi uyakha mhlaka 1

    • @SbaniSithole-r4p
      @SbaniSithole-r4p 12 дней назад

      ningabalekeli iqiniso ngoba liyafuneka linjengoba linjalo ngoba ngampela lento eyenziwa abaculi bebulalise ingane zabantu imbi

    • @khayelihlembatha9840
      @khayelihlembatha9840 12 дней назад

      Uma wakha uqala phansi akungakho ukuthi uvusa amanxeba

  • @SaneleZulu-p5o
    @SaneleZulu-p5o 12 дней назад

    O Msizi SA ama channel aqhatha abantu

  • @PhumzileMaseko-b6m
    @PhumzileMaseko-b6m 12 дней назад

    Kodwa bakithi bekumadoda mani lawa akhuluma kangaka alwele abanye abafana bakweminye imizi kanjena

  • @Ngqumunga
    @Ngqumunga 12 дней назад

    Abantu abaqhatha izwe yini angazi kuthi oqhawe lami wami nikhuluma kakhulu angbaz abafana abakhuluma kanje ayi mxm

  • @SIPHESIHLEPHUNGULA-d2h
    @SIPHESIHLEPHUNGULA-d2h 12 дней назад

    Awu mfokababa wakhuluma ayi bafethu akubhoklwane ngendlela ayi kuthi kuliwe noma kudicilelwe umculi ngoba nhloso akukona kumlambisa kodwa ukukhuphula umculo wakhe izinhlamba phansi babhemu no kwanele manje

  • @vincentphumlani2277
    @vincentphumlani2277 12 дней назад

    Cha uyindoda

  • @LulamaKhuzwayo-b7h
    @LulamaKhuzwayo-b7h 12 дней назад

    Nahlulwa manje maBlue nation kwafa abantu kwavulwa oLive kwachazwa kwenzenjn.....kant izinto zinihambela kahle bengakhulunywa kanjee...niyanyanyisa nina

    • @nathicele2316
      @nathicele2316 12 дней назад

      Bahlulwa ama piano Gucci ne Zagiga 😂😂😂😂

    • @VuyaniVivian
      @VuyaniVivian 12 дней назад

      Makhuzwayo wigolo

  • @SimphiweClementTshabalala
    @SimphiweClementTshabalala 12 дней назад

    Inkinga nje Mhlaka1 namanje Wena uzokwenza ngathi uyakhuza kodwa ubhizi ugcindezela uhlangothi okuthile uvele nake naybona kodwa awukaze uyiyeke lento selokhu wayenza nje futhi

    • @SiyamukelaVincent
      @SiyamukelaVincent 12 дней назад

      Webhuti umhlaka 01 uphendula osuke egibela ekhanda lama blue nation mangabe umuntu enganaka iqhawe lakhe kungaba mnandi

  • @izikolomlandokazulu2879
    @izikolomlandokazulu2879 12 дней назад

    Ay eyama Channel impela iyawxova umculo

  • @CelumusaMacwele-um3ni
    @CelumusaMacwele-um3ni 12 дней назад

    Sikuph isdingo sokuth aye ama blue nation ukyofihla ngoba thina sizocabang ukt bazojabula ukt siyafihla ithambo

    • @SbaniSithole-r4p
      @SbaniSithole-r4p 12 дней назад

      ingoba aninanqondo nonke balandeli ingakho nizocabanga lokho

    • @ntokozoguzunene1973
      @ntokozoguzunene1973 12 дней назад

      Ingqondo yakho kaysebenzi wena mxm

    • @cebothusisomfene3985
      @cebothusisomfene3985 12 дней назад

      nithwele amazondo nceseni

    • @zwelethuphakathi2703
      @zwelethuphakathi2703 12 дней назад

      Hey bafw2 u tiktok wenza abantu becabange ngendlela engakhi,akukwazi ukuthi kukhuzwa wena uzenze umuntu ongaboni ukuthi

  • @RichardsBay-h5r
    @RichardsBay-h5r 12 дней назад

    KUNCONO KE MHLAKA 1 UYABUBONA UBU WRONG BOKUHLULWA UKUBHOKLA KWAMAQHAWE ENU

  • @KhethiweMthembu-r1z
    @KhethiweMthembu-r1z 12 дней назад

    Ndodani kodwa le ekhuluma kangaka

  • @zakhelendulini3835
    @zakhelendulini3835 12 дней назад

    Nina mhlaka 01 eniqhatha abantu nikhuluma kakhulu ungafunga ukuthi sekuyinina abaculi ,ulanda kakhulu wena

    • @nzuzation
      @nzuzation 12 дней назад

      Uwena oqhathayo awulaleli context kunalokho uya ngokuba rednation

  • @KennethMdlalose-ei5on
    @KennethMdlalose-ei5on 12 дней назад

    Kube uyayenza lento oyikhulumayo

  • @silvergwebu9873
    @silvergwebu9873 12 дней назад

    Yekelani kutfuka beculi

  • @XolaniNcube-l1h
    @XolaniNcube-l1h 12 дней назад

    Kunjalo impela mali nendlala

  • @ThandiweBengo
    @ThandiweBengo 12 дней назад

    Naw uyakhulum Sham umumfazi nawe

  • @KhanyisaniThokozani
    @KhanyisaniThokozani 12 дней назад

    Nina nifuna udumo ngezinto ezinga sile thina sazi insizwa zangempela ezingandile ngemilomo ezingaveli Kuma social media iyacika lento & angazi isukaphi

  • @SbaniSithole-r4p
    @SbaniSithole-r4p 12 дней назад

    wakhuluma mft imbi lento esiyenziwa abalandeli min ngike ngatshela enye insizwa kulezinyang ezedlule ngath angifisi ukuzala ingane eyoba umlandeli kamaskand ngizwa izinhlamba nokuhlambalazan okwenziwa abalandeli namaqhawe abo

  • @BongumusaClement
    @BongumusaClement 11 дней назад +1

    Kodwa bafana nikhulua nini! Yekani lento yokuba namaqhawe supports maskandi not a person .ake nikwazi ukuphakamisa umculi okhiphile noyeke lento yamaqhawe

  • @PhumlaniSithole-c4t
    @PhumlaniSithole-c4t 12 дней назад

    Lo mhlaka ka 1 nje uyasdakelwa thina sibuhlungu silahlekelwa udubula yena ubhizi uzotalabhana nathi singamared nation nxee.umuntu uma engazi uzothini akavele athule ayeke ukusbhedela

  • @SenzoMkhwanazi-p4f
    @SenzoMkhwanazi-p4f 12 дней назад

    Kodwa lento oyikhulumayo iyokusiza ngani

  • @WonderboyFikeni
    @WonderboyFikeni 13 дней назад

    Ukhuluma uthuvi msunu mnqundu

  • @AyandaDladla-t6n
    @AyandaDladla-t6n 12 дней назад

    @Sakhizwe Dladla