Ngashawa abantu bengifanisa, kwacwila nomfundisi engibhabhadisa | IZIGAMEKO ZEMPILO | S1-EP42
HTML-код
- Опубликовано: 29 авг 2024
- We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #izigameko
Unenkinga yokfaniswa noStufuza ukfanisile😂
yeyi unobuso obujwayelekile
😂 usazoshawa lo😂
Lomfana ngisanda kumbona kwenye iTV lento yenu yama poscast angisazoyngena maniphika nisazombona kulento yoma Crush
Ubuhle babhuti shembe❤❤ kodwa uyahlekisa nangu umuntu😂😂😂
Wangahleki uStufuza, yena wonke. Mna elo xesha ndiphelile yintsini ndade ndaphuma iinyembezi.
Ustufuza since ekhulelwe engathi uzithanda kakhulu izindaba😂😂😂
😂😂😂😂
🤣🤣🤣🤣🤣
😂😂😂😂awuve ubahleka abantu westifuza 😂😂😂😂😂
yoooh syabonga ngoba ekugcinen kwalunga
UStufuzah naye ufike lapho wakufanisa 😂😂😂😂
Stufuza ❤❤❤
😂😂😂😂😂😂😂😂ayibo umfundisi nebandla kanjani ❤❤❤
😂😂😂😂
A😂😂😂🤣🤣🤣🤣angikaze nghleke kanje we stufuza 😂😂😂
Umsamo 😢😢ayii uyinking ngob uhamb ukuphosa
Bathong the head line is killing 😂😂
I didn't mean to laugh, but it killed me.😂😂😂
😂😂😂😂
The last part of the caption 🤣🤣🤣🤣
😂😂😂😅😅
I laugh a lot before listening bcos of the headlines 👌🤦🙆🤣🤣😂😂😂
Aww Mr apologise madoda....🤣🤣🤣🤣🤣🤣
😂😂😂😂 Ai kodwa angathi inamanga lenkunzi ngeke 😅
Ncoh bhuti ngiakbongela ekgcinen kwalunga❤
Number 1
Ayi boo stufuza 💍awusa memi🕺💃🕺💃
Nangu Stufuza ezofa ngenxa yokuhleka😂😂😂😂😂😂❤❤❤❤
Uyambona kodwa😂😂😂❤
Amanga lawa
Eish story se bohloko🥹🥹😢😢
Ishethi lama Soul Brothers, uBrentwood kanye nezimbadada! Ay uswenka leliJongo yazi
Inamanga lensizwa!!!!
Uyusoka lobhutiza😂😂😂😂uxoxa kahle
Hamba uyombona ku I have a crush on you,ngzozea usubuya ngeyndaba yobusoka
Ave nihlekisa stufuza 😂😂😂 ubhuti
Bhuti ngicela ukuzo lekelela u ma'am wakho🫠
@Masky1991 woza boh
Lomfana kade ekwi I Have a crush on You....ay uyawthanda u RUclips
This guy will make you listen to his story shame,it so sad but at the same time this story have that thing ,i don't know myb it bcos of the story teller,ay the guy is so calm unalento kaSokalezwe,uyahlekisa lomjita👌👏😜💃🥂🤣🤣🤣🤣😂😂😂😂IPart kaMfundisi😭😭😭😭😭🤣🤣🤣🤣😂😂😂😂
I'm proud of you my brother, especially coz uyajabula nd nomsebenz wakho uyawujabulela futh awuzenyezi
Ngicela ningiphe inumber kabhuti ngeke ❤😂
😂 kazi zoyenzani inamba
Hayi Cynthia 😮😮
Aw bakit ei ngoba idlozi linesbhaxu munganaki awubi na peace empilweni ngane yami ibishawa bantu zonke insuku izondwa nawothisha ngaze ngavuma idlozi ngine peace manje ngyazisebenza
Ibuhlungu indaba yamfokaNdosi kodwa uyahlekisa uma exoxa 😂😂😂😂
Eyyy akabhedi ustufuuu 😂😂😂😂😂 cela usheshe ubuye pls mbhem 😅
Abantu bengakuphikisa nje ngoba abayazi lento mina ngaboshwa ngingena Woolworth kade ngagcina etown kwathi ngebile izolo kwavulwa cctv memfu mina kodwa ongemina ngacishe ngaquleka uyacabanga abantu estolo bekuhleka ugxavunwa abnye bekuthuka abanye bekujikijela ngezinto uboshwe ngazankosi awukwazi nokusakaza oyedwa ngempama udidekile awukaze webe noswidi ubengekho usuvumbuka usuboshelwa icala ongalazi 😢
Ai liyinkinga idlozi ngyabezwa nje abantu bayahleka😢
Haibo wawunegxaki nyani mfana yhoo ,usinde ngapha ubenegxaki ngapha. Isintu nyani sinzima mfe2
Nam ngat ngyakwazi nje
Yazi mfoka Cele mawuxoxa lendaba yakho ungikhumbuza indaba ka Mpungose ethi kwakunendoda eyayinebhadi ishwaa, mara atleast sibonga ukuthi wena usaphila.
Siyabonga ukuthi kwagcina phumelele
Wawooo waza wanamashwa webafo kunzima ngakuwena
Kwakumele umfundisi akhuleke kuqala uma ningena emanzini niphose imali
Ubuso bakho bujwayelekile.. Even Nami ngathi ngyakwazi kodwa iqiniso liwukuthi angikwazi but you look familiar
Ntombi kamamkhize stufuza uyahlekisa lomnumzamne omncane,cha niyahlekisa ,kodwa ezinye izindaba azikhilumayo zibuhlungu
😂😂😂😂Stufuzzah uyakuthanda ukuhleka, singahlala sonke dadewethu Ave ngikuthanda ukuhleka nami kakhulu futhi njengawe nje😂😂😂😂
Waze wasixoxela kamnandi kona inkinga beziningi engathi kungahamba kahle mfwethu
Ngathi ngyakfanisa nje nami😂
Nginomshana kwa Cele, siyabonga Guest, sakhekile.
😢eiii umsamu uyahlonishwa ND zyakphendukela izinto if idlozi lihleli kuwe
Sbonga ukulunga kwezinto zakho bhuti
😅yelusa itsizwa😊
Kanti ekamfundisi iseza😂😂😂
😂😂😂😂😂usengibulele ngensini
Kodwa ke ubhudwami. Kwamele ukhunge lesbongo sako ma wakho. Ngoba nje esakho ungasazi nhlobo. Ngoba zizoqhamuka inkinga zenkaba yakho.
Unfaniseni😂
Syakubongela bafo ukwenza izinto ezizokhanyisa
Ongalazi idlozi akazi nix iyajikelana nayi into ikuqhathe nabantu ukfake isdina ubenezinginga nje ongazazi zbangwa yin ai ncese bhuti sibhlungu store sakho😢
Maar bendisamamele ukuti inyanga ikhulume yatini kodwa ke ndodana sibonga ukuti sowuyasenza
Unbelievable episode 😮😮
Babebona ugreenbag😂😂😂😂
Yah neh bekunzima lapho kuwe mfethu kodwa syakbongela ngoba kwaze kwaqonda 😂nawe kodwa ubuye uhlekise yaz
😢
😂😂😂😂 haaaa ngahleka yona eyomfundisi 😂😂😂😂
IShirt lama Soul brothers 😂😂😂😂😂
Inganekwane lena
lendoda isingapha futhi😢 kade ifuna umngani wayo nje
Awu kephi futhi 😂
Ndihlekiswa sisihloko 😅😅
😂😂😂😂uyakwaz ukuxox bhutiza
Hayboi kanjani manje😂😂😂😂
Wena nje khathazile
Amang ngyawaz min🤞 i trend 🤏🏾🤏🏾
❤❤❤❤❤❤❤❤❤
🤣🤣🤣im finished kyahlekwa noma kfiwe
Uyahlekisa mfethu
Ngaze ngahleka ntambama 😂😂😂😂ayi ubhuti
Mxim sisiqhwaga esi
Ngangilalo ishirt lama soul brothers inkinga keakuyikuthi nxa ngiligqokile abantu bedolobheni bengihleke bethi hawu kanti ingoma ikhona namuhla?
@xolanimpanza9930 hahaha haha
😂😂😂😂😂
😂😂😂 kwacila nomfundisi endibhabhadisa.
Lapho nam ngyakfanisa 🥺
Great nice story teller ❤️🤣🤣🤣🤣🤣
Cha nami angazi ngikwazelaphi bhuti wami
Ay lenkabi inamanga yezwa😂😂😂😂😂😂uma isithi grade "D" ungaphezulu kuka Grade "C"
Uyakwaz ukubhala mfeth
Amakholwa ashonaphi nj In a second 😂😂😂😂😂😂😂😂
Nokusuka nenhloko emakhaya 😂😂😂😂😂😂😂amanga straight
Amanga Jesu 😂😂😂😂waze wangiqeda ubhuti
Siyabonga intombi kamngane ikusindisile emlonyeni wengwenya kwabuhlungu ke kodwa kuhamba kamfundisi ethi yakusiza
😂😂😂.
WeNdosi udlalelani nge data lethu kodwa
Kodwa ngathi ngisanda kukubona KaBrush lifestyle nje wena .
Uyabona kodwa lobhuti uyafaniseka nangu no stufuza emfanisile
Nami nje sengize ngabanengoduso nx hai😂😂😂
Kodwa bhuti indlela oxoxa ngayo😂😂😂😂😂
Hawu ishethi lamasoul brothers
Mkhaya wami ngyabonga uma sekuhlangana
Better than lokhu kwezingane ezithanda izinto kunomqondo lokhu
Waze wahlekisa 😂😂😂😂😂 haibo kazi Yini Inkinga 😩
Ay amanga la😂😂😂😂 ezion awubhabhadiswa nje ngelanga lokuqala ufika enkonzweni
Wothi esontweni lakho umuntu akayiswa emanzini first day ....ungafaki wonke amazayoni kumsangano wakho
Ithi elakho isonto hayi wonke hawu
😂😂😂😂😂😂kodwa webhuti
I feel like
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Mmnxm amanga..okukamfundisi eMpophomeni😒
Kodwa ke lobhuti unezinkinga ngeke ayb
Stufuza uyangichaza ,utazithanda izindaba njengam ankusasebenzeki ngezaka Blaglife😂😂
😂😂😂
Yaz ayihlekis lento but ngaze ngahleka nkosi yam
Iyinkinga indaba yokufaniswa ngisafunda isikole ngihlala emqashweni kade ngiyokhipha imali eposini ngiyifakelwe umama nge Telegram sengiyothenga ukudla ngivinjwe yiNdoda impela engingayibiza ngobaba kimi ingifanisa neNtombi eyamgila angibize ngegama layo ngiliphike igama asho isibongo neNdawo naye azisho ngimphike naye angibizele oSomatekisi kanti naye unguSomatekisi bavumelane naye ngizichaze angisiyena owalana ngifike ngokuzofunda kade ngizokhipha imali evela ekhaya nansi ne ID book yami ne Slip sokukhipha ikhona okwangisindisa ngendlela owayethukuthele ngayo lo Baba ngenhlahla wayengakangibeki isandla kodwa wayeseshilo ukuthi uhamba nami ngasizwa umazisi angiphindanga ngahlukana nawo uma ngihamba wahlala usephaketheni
Yoh inkinga ukufaniswa uyofela into ongayazi nami ngangihlezi ngifaniswa nabantu engingabazi kwaze kwavela kumelaphi wendabuko ukuthi kunebhadi elikhona ngizoshawa abantu bengibulale bethi yimi engintshontshile ngayilungisa leyonto
Okwe shirt lama soul brothers 😅😅😅 ngath ngyalibona