Sawubona Ma Mbotho. Siyabonga ukubuya. Ngicela ukubuza ukuthi uma uliphupha leliphupho le toilet kumele wenzenjani. Cha mina ngiliphupha kaningi kaningi iminyaka iphupho le toilet noma ama toilet kodwa isikhathi esiningi alinawo u number 2. Kusuke kuyimi engidinga ukusebenzisa I toilet.
Thanks again Gogo, I did dream trying to call my boss .I couldn't be able to talk to my boss because there was a smoke coming from the phone. And the following day I had argument with my boss.,🙏🙏🙏❤️
Sawubona sis'Hlengiwe, ngicela ukubuza ukuthi ukuphupha ushiywa yi bus kuchazani? i bus lesikolwe, ngifunda e Nyuvesi, nginokuhlushwa ileli phupho lokushiywa i bus lesikolwe njalo mase ngithi ngiyogibela abanye abafundi basuke sebegibelile.
Siyabulela MaMbotho🙏🏿Mina amasimba bekuyinhlala yenza ukuwaphupha. Futhi kunjengoba isho. Umehluko ngiyengikusukumele. Ungadinwa ukusiqwashisa.🙌🙌🙌🙌♥️
Siyabonga maMbotho seaside isikhathi silambile. Siyabonga ukusiphakela❤
Ngyabonga mfwethu
sizizwa siphephile. uma. unathi. gogo NE
Yimina lowo Gogo, sacela usize kuyabheda wona lawo amaphupho ngyawaphupha, ngiyachithwa impela, namuhla futhi ngilahlekelwe ibhaysikili eMall yangakithi. Sacela ucingo lakho Gogo!🙏
Sawbona cc ngicela ukubuza uma uphupaha inja inemidlwane isendlini
Siyabonga dadewethu ukubuya unkulunkuku nabasemathongeni bakwandise ngezibusiso nenzalo yakho amen
Amen mfwethu ngyabonga
Bayede Zingonyama 🙏,GOGO undodakazi wami uhlushwa liphupho elilokhu liphindaphinda,uphupha esolwandle,uthi luyabila bese kuba nesalukazi esilokhu sihamba naye ephusheni okuthi uma seluqala lubila lolulwandle bese simshiya angabe esasibona siphelelephi, Thokoza Gogo 🙏
Amen, mangabe uphupha udutshulwa kusho ukthini
Siyabonga sis MaHlengi uyaphila kodwa ngane yakwethu
Saw'bona mamMbotho❤, ngyalibonga ulwazi lwakho.
Ngiphuphe ngiseklasin nabantu, sifundiswa ngamajazi nokuhlola ngomoya. Ngavele ngabona ubhontshisi omhlophe ongaphakathi kwendlebe yami, ngawukhipha ngawubona uncolile, ngaphinda ngabona omunye obhontshisi omhlophe okwenye indlebe yami ngawukhipha nayo. Eklas laphela saphumala ngaphandle, abantu bagqoka amajazi amhlophe kuthiwa kuyiwa emanzini, mangithi ngigqoka ijazi elimhlophe kuthiwa cha.. bangigqokisa elishlaza.. besibaningi kodwa yimi ngedwa bengigqoke ijazi elisihlaza. Lokho kwangixaka ephushweni ukuthi yini ndaba ngingagqoka elimhlophe ijazi. Amajazi wakhona angathi awamanazaretha.
Ngokwami Kusho ukuthi unesiphiwo sokuba inyanga meaning uzoba nolwazi oluningi lwemithi ezolapha. Eyalaba ababefake izingubo ezimhlophe ngokwami ubuvelwa othwase nabo kodwa bona bangabathandazi
@@mabhalanbmabhala6401 Ngyabonga kakhulu, ngabe ubhontshisi uchaza ukuthini?
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
Syabonga kubuya gogo ngiphuphe izinyoka ezintathu eluhlaza emnyama enokubloni zinkulu lezinyoka bezilwa egcekeni le enye angibonanga umbala.ngaphinde ngaphupha engathi ngibona i movi bezihenga
Amen ngicela ukubuza Uma uphupha ufuna ukuthunga kusho ukuthini
Siyabonga maMbotho omuhle
Wow welcome back and umuhle❤❤❤
Engabe ubuyaphi mtaka ma! Besesifile inkumbulo yakho.❤❤❤
Molo mzukulu ngicela ukubuza ukuthi mawuphuphe isihlahla samapeshisi kodwa ebolile and duze kwaso kuhleli ingani zeminyaka omunye and ziqoke impahla ezimhlophe kucazani
Ngiyabonga...into enje ilungiswa kanjani..
Thokoza gogo siyabonga ukubuya kwakho
Ngajabulisa okomntwana ukukubona ubuyile Salkazi sam besengikhulekisa okohlanya welcome back 🤗❤️❤️🙏🏾
...hello sistas. Kudala.ngakugcina. Am happy kubona kutsi uphilile and konkhe kuhamba kahle
Sawubona sesi side isikhathi asisakwazi sibonga nje Uma uphinde wasikhumbula🙏❤️💗
Angazi noma kuzo yenza umqondo leli phupho ngoba nami liyangidida Uma ngithi ngiyalichaza,
ngiphuphe kuwehla umlilo phezulu uyehlela yoke indawo emhlabeni ushise bantu kodwa mina ngingashi kusenjalo kuvumbuke into esasilwane esikhulu phansi siye phezulu Nami sime Nami emoyeni khona phezulu
We gogo ngiyazicelela ubheke usis Gugu kuyaphuthuma amen 🙏🏾
Siyabonga ngokubuya kodwa sikhathazwa ukungakutholi ocingweni
Jesu Wam camagu gogo ndiphuphe lomakaka aphe vekini ndingenza njn ukulwisana naleso sichitho Nkosi yam
Ngicela ukubuza uma uphupha kunesikhova ebhaleni emvakalokho kwangena umuntu ompofu ephethe umbese omkhulu kusho ukuthini. Ikuthi kade ngithi ngizosithela ngosawoti isikhova nakhoke sekuvela indoda empofu iphethe umbese. Kusho ukuthini lokho. Ngyabonga🙏
Sawbona maMbotho ninjani cc ,welcome back.Ngisacela ukubuza ukuthi uma uphupha inyoka enamakhanda amabili ngabe kusho ukuthini.Ngiyabonga🙏
Siyabonga gogo ukhule undlondlobale
Sawbona Gogo ngicela ukuchazelwa iphupho ngiphuphe ngisula umama wami osashona sengisiqedile wahlala phezu kodoti ngabuza ukuthi mama besengikusulile wathi uthanda ukuhlala kudoti kwaqhamuka engingamazangabwathi woza ngikususe lawomabhadi wanginika ngageza ngomuthi awenze yena ngaphaphama
Yey ngacithwa straight mina kshuth yonk lento ngayphupha
Dankie maMbotho ngyafisa ukuxoxa lawe personal
welcome back dear 😍😍 uwachaza kamnandi amaphupho. ..I'm happy
Suabonga kakhulu ukusqwashisa 👏👏👏
Sawubona maMBOTHO sibonga ukuphinda fithi sibonane❤ 😊
Mambotho kwakuhle sakugcina kudala sesi, Nginephupha la ngibona khona izilwane emafini kepha angeke ngizosho zonke kepha ngibone nelifu elithathe I shape ye 🐉 ( dragon) ngisacela incazelo yalokho..ngibonge usazonginceda.
Sawubona cc, welcome back🥰
Sawubona Ma Mbotho. Siyabonga ukubuya.
Ngicela ukubuza ukuthi uma uliphupha leliphupho le toilet kumele wenzenjani.
Cha mina ngiliphupha kaningi kaningi iminyaka iphupho le toilet noma ama toilet kodwa isikhathi esiningi alinawo u number 2. Kusuke kuyimi engidinga ukusebenzisa I toilet.
Welcome back Cc besikukhumbule. Nginephupho la ngiphupha kusengathi ngikomalume ngicleaner itoilet elinizimpethu ngabe kuchazani
Syabonga mambotho wingane kanti hlale bona usedukwini umuhle girl
Molo cc kusho ukuthini ukuphupha ekhaya waxoshwa kulo kune damu kungcwele ofish kuthe ngisabuka ngabona ufishi omkhulu ngaphandle kwegceke.
Sawubona gogo, kusho ukuthini ukuphupha imazi yenkomo yakini ikhwelwa yinkunzi egcakeni
Thokoza gogo ngiphuphe engathi be ngilele embhedeni ngikhuluma nendoda yomlungu ihleli eduze nombhede besengiyavuka ngindlula mangiceda bese ngiyaconga ngisacokanjalo kungene unkosikazi wakhe bese ngiyathuka ngithi akukho okubi okwenzeke between mina nendoda yakhe ngaphaphama lapho ngabe lokho kusho ukuthini gogo
Ngeza njani ma ngiliphuphile leli phupho
Yazi uqinisile ngaphupha I Sewage iphuma yagcwala office nangithi yabaleka kodwa angisaphazela soon ngaxoshwa kulowo msebenzi
Phephisa mfwethu
Ngyabingelela Salukwazi, hhaybo iNumber yakho ayingeni mangith ngzma kukuxhuma
Inombolo gogo... 🙌
Hi cc ngicela ungchazele ukuthi ngenzenjani ngoba bengilokhu ngiphupha toilet every week ngingazi ukuthi mele ngenzenjani, ngibone sekwenzeka konke lokhu okhuluma ngakho la! 😭😭😭😭 Kumanje anginalutho imali iphele yonke, ngisho ukudla. Ngiphele ngisho emzimbeni nge minute iyangixaka lento.
Wagcina usizakale kanjan. Nakimi impilo imile
Sibonga uNyazi asakugcinile ❤
Ngiyabonga ngangihlala ngiyiphupha ithwelethi nakhona ngahlukana naye ubaba wengane ngazophupha impethu endlini zizinengi
Cela ukubuza xa uphupha niphuma etavern kunetha imvula umntu ubuhamba naye aye kwelinye icala kwidawo eyehlayo wena ukhuphuke kuthi iusenjalo kube nezikhukhula zamanzi agcolile kube ngathi ndiyatshona kula manzi kodwa ngiphethe iphone ngesandla ndingafuni itshone kula manzi lichazani 😢 boo thokoza 👏
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
Yoo cc welcome back ngaze ngajabula
Siyabonga kakhulu ngokusivula amehlo. Uma Umama wami ephupha umuntu ophilisana nami athole ingane ethi mayine mhlophe or ingumlungu kushoni(etetile)
Welcome back cc, saze sajabula ukubuya kwakho ❤️😀
Sanbona❤ cela ukubuza kusho ukuthin ukuphupha inja ikujaha ifuna ukukuluma bese uyaybamba uyibulale ife??
UThixo akulonde cc. Hlezi ngphupha ngsethoyleth kokunye ngizkhulula iskhathi esning ksuke kunabantu lapho bengbona engkwenzayo kwesinyiskhathi ngsuke ngsendlini eyround ngkake ensiken😢😢😢😢😢
Thanks again Gogo, I did dream trying to call my boss .I couldn't be able to talk to my boss because there was a smoke coming from the phone. And the following day I had argument with my boss.,🙏🙏🙏❤️
Thokoza Gogo ,kengibuze Gogo, okudliwayo nokungadliwa ku Leviticus 11 kubhayibhili nedlozi alizwani nakho nah
Sawubona sisi,mina njalo ngiphupha ngibona ubaba wezingane nentombi ngithi mangizoyishaya ngizikhuze ngilwe nobaba wezingane,yena avele akhethe intombi leyo ngithathe izimpahla zami ngihambe,noma ngibone intombi ilele phakathi kwethu embhedeni
Sawubona Gogo. Ngiphuphe ngnomuntu engithandana naye , kodwa kukhona nowesifazane lapho kuloyomuzi. Ngabona ngathi umathandana wami ekhetha losisi over mina, ngase ngiyaphaphama.
Sakubona sisi siyajabula ukuba khona ngemva kwesikhathi inkosi ayibenawe uqhubeke usiza mina ngiliphuphile itoilet ngingani ngisemnsebenzini ngilibona lithitheka ngithi nali ithoyilethi lichitheka mina sengiliclinile njalo sengizotshayisa yinto ezoyithini ngasemphaphama l
Ukuziphupha unqunu ngezansi ugqokile ngaphezulu
Uma uphupha lama phupho ngaqeda kanjani isichitho
Thokoza Gogo siyabonga umsebenzi omunle kangaka ngicela ukubuza Gogo kulephupho lapha liyangixaka ukhona umuntu wathi ungiphuphe ngiphe I traveling bag ngiphuma ejalade elihle dura wall e yellow angazi kutshoni ngicela lingisize Gogo
Siyabonga ngokubuya kwakho sisi
Sawubona pho ungasizakala kanjani?
Thokoza gogo mina ngihlala ngiphupha itoilet njalo angaz ukuthi kuyenzekani
Ukuphupha umuntu wakho egqoke iympahla ijean emnyama nejersey elibomvu eza mvakwakho kumnyama bese mawumbona bese eyajika
Sawubona mambotho ngiphuphe Kade ngixoxa nabo cc engibaziyo ngesimo Sami esingesihle at work kube sekuvela basi wami ngewindi wathi asihambe
Sawbona cc syabonga manje singasizakala kanjani kulamaphupho esichitho?
Kwenziwa yini ukuthi uphuphe amaphupho uwakhohlwe njalo nje
Funeka ndenze njan Gogo kuphume isichitho
Mambotho umuhle ❤
Sindy
Uma uphupha igundwane elikhulu lisendlin
A bona ncela uku buza Uma u phupha o buyele emsebenzini uwa phela.noku phupha umuntu wakho u hamba neigane zakhe njalo nijabulile nazo
Ewu ngoba kuyathakathwa emnyango.
Kazi ubuphi sisi Hle?Welcome back.😊
Siyabonga incazelo
Awusemhle ntombi yedlozi
Thokoza gogo ngicela inumbers zakho
Asibonge
Kuxhunywana kanjani personally?
Sawubona mamu Mbotho ngiyaqala kungena kulelikhaya lokuphila kodwa ngiyakulandela Kuma video akho ngicela ukwazi Mina ngingsisazakal kanjani if lamaphupho nginawo futhi mayenzeka kuvele kwenzeke ngempela njengale ye thoyilethi kuninginje nezimbungulu laphi sivele saxabana ngempela ngashihtshelwa nabantu engisenza nabo ngicela usizo mama
Molo sisi ndicela undincede undichazele,ndiphupha ihlungulu libhabha kufutshane nam ndabona nekangaroo
Sawubona dadewethu. Ngiphuphe ngigibele i taxi enamasticker a purple. Ngihamba nomuntu osewashona, nabantu engabazi. Kuthi mekwehla umuntu wokuqala e stobhini. Ngaphaphama
Umbuzo uthike silungisa kanjani Nkosi Yami syafa zicitho impilo ibheke phezulu
Thokoza Gogo kungabe kuchazani uma ngihlezi ngiphupha nginikezwa impahla ya Kudala uma Mkhulu wami ongaseko emhlabeni
Thokoza gogo ngiphuphe ngihamba no cc but angmaz yena yangaz sisemotweni emhlophe kwase waqhamuka gogo naye angmazi waziwa lo cc lo.gogo begqoke join yase maromen sketi black shirt blue wangena motweni sahamba sijabule sonke masfika lapho kade siyakhon bekungathi.kunomcimbi kunabantu abaningi ngiphaphame lapho ke angilazi lichazani
Siyakhudinga kakhulu mambotho. Pls mtanami
Unjan ma mbotho longtime
Ngicela u buza ukuthi uma u phupha Umfundisi e shadisa
Mehlo madala cc Siyabonga
Sawubona sisi mina ngicela usizo ngenyanga noma unthandazi okwazi ukulungisa ithuna,ithuna likagogo wami liomgodi,ngiyabonga
Thokoza gogo ngiliphuphe namhlanje leli ngaphupha kuneskhwama semali siseceleni komnyango ne tishu . Ngangasinaka kodwa ngithe sengiya sikoleni ngasithatha lesukhwama semali nalethishu ngahamba nakho mengisivula ndleleni lesikhwama sinamali bengiya sikoleni ephupheni
Eyi nkos mina ngiphupha njalo ngitoiler😭
Sawubona ccwam ngicela ukubuza kusho ukuthini uphupha uhlinza ingulube ngisekhaya elikhulu ngithatha amafutha ayo ingulube
Ongincede ngafa ukuphupha ngizibhoshela
Ngiyabonga incazelo ngicela incazelo la: Ngiphupha sihamba ngemoto nonkosikazi esihlukanisayo naye. Uma sima egarage sivula iboot kuno rolled carpet omkhulu kodwa awunawo umbala futhi ngathi usebenzile. Ngiyabonga Gogo
Sawubona sis'Hlengiwe, ngicela ukubuza ukuthi ukuphupha ushiywa yi bus kuchazani? i bus lesikolwe, ngifunda e Nyuvesi, nginokuhlushwa ileli phupho lokushiywa i bus lesikolwe njalo mase ngithi ngiyogibela abanye abafundi basuke sebegibelile.
Thokoza gogo ukuphupha inkukhu emhlophe iphindelela kwenzeka izinto ezihlukene
Thokoza gogo ngiscela ukubuza ukuthi uma uphupha kunuka istamukoko uzophambana no mlungu wakho. Kuchazani
Thokoza gogo ngiphupha ngigibele iskebhe emanzini nomndeni wami ongasekho ngabe kuchazan
Ndiphupha impethu andizinoba kwenzekani
Inkosi ikuBusise nengelosi yakho ikwandi Sele maMboTho 🙏
Pho mnje cc, wenzenjan uma uliohuphile than usufun ukuzisiza coz,kukaningi iphupha indlu yangasese kodwa bengazi ukt kuchazani and benganandaba ngoba bengazi