Angiboni nkinga mina ngoBhaka Mina ngiyakholelwa kakhulu kuyena Akawakhulumi amanga Engingakusho mina ukth Izinyanga azibambisane zingaqhudelani zihloniphane Koda uBhaka my number one
Ukhusele abantu u king bhaka ngoba kunabantu abakhohlisana nathi kwezinyanga 😢 oko wayenibonisa ukuthi akunamcimbi uzobakho analalela kwenzekantoni ke thina njengabantu abafuna uncedo kuni sonithemba kanjani ke xelela Mina ngilalele🤐👂🦻
Hayi hayi hayi, uBhaka unveza obhala ukuthy nizidomu. Namanje ysazikhulumela lezizinyanga ezihlulwa ukuzihlolela zona, ay cha! People will never learn.😴
Umlandeli wakho uzothini, ngeke asho lutho but uzobona ukuthi nidlala ngabantu, uBhaka uqinisile vele nizigebengu, uhlushwa yini uma ungasiso isgebengu, u r afraid that abantu obaqolayo bazovuleka amehlo. Phambili King Bhaka, expose these scammers, we r tired of them.
Ngyabonga 🙏...Yaz waz wakhulum kamnandi..and wamtshel into eyqiniso.......King bhaka indlela akhulume ngayo ngezinye inyanga uhlulekile...wafuna silokhe slalele yena......thina sabalandel benye inyanga..and lenyanga okuyiyo ebeytalabha kakhul......kodwake akaqhubeke neynkulumo zakhe...thina balandel balenyanga yethu sohlezi sinayo.......ingakho ngingamthandisisi umuntu oneDrad..
Ngike ngasho ukty uBhaka akakethule indaba yokukhipha izimfihlo asiyfuni thina ayenziwa lentayenzayo izngane exisakhula zizofunda sfundo sini sokty mawthintene nomuntu kmele khiphizndaba ezenzeka nisazwana ai angkboni mina kuyinto ephusike leyo akutarajwane nje kodwa ai ngokukhipha izinto ezngadingi wena
uKing Bhaka akafuni nyanga eqola bantu wena mawenza kahle suka endleleni yakhe
Ok siyakuzwa lokho yena akacholi yin ngalendamu lakhe ongalazi ukuthi lafika kanjan lapho ehlala khona futhi linani phakathi kulendamu ngoba kwanwe awazi ukuthi kuhambani kuledamu
Awu dlamz ngaze ngayithanda ivoice yakho indlela okhuluma ngayo ikhombisa ukuchasuka yisilima ubhaka ngoba ufuna ukuduma ngokushaya abanye abantu .
Angiboni nkinga mina ngoBhaka Mina ngiyakholelwa kakhulu kuyena Akawakhulumi amanga Engingakusho mina ukth Izinyanga azibambisane zingaqhudelani zihloniphane Koda uBhaka my number one
Wenza kahle u king bhaka awaveze Obala lamaqili baphelile abantu iwona
Kuphele wena awukaboni lutho mfana usazobona ngaloking wakho ukuthi uyin kahlekahle
Waze wakhuluma kahle. Sesikhathele uBhaka. Kodwa izinyanga zenzeni. Ufunani kwezinye inyanga. Kuyacasula ngempela. Uma ezoqala ukukhuluma uBhaka. Ngiyabatshela ngabanye ukuthi mina usengicasule ngenyanya kuzwa izwi lakhe
Wake waqamba amanga ngokhetho , esethi ngabona ngasho. Konke kusiphatha kabi. Siyazihlonipha zonke inyanga. Abantu abazama ukusiza abantu. Mina ngiyikholwa angilubeki enyangeni ngenkolo yami. Kodwa zonke izinyanga zithobekile. Haw uBhaka. Zingcono zonke kodwa ukhona Afa nayo nje uKhehlelezi. Kodwa ubone kuKhehlelezi wangenza idlozi elingahhemi, lithobekile, alizihluphi ngokukhuluma ize. Umphakathi uyawusiza ngezimali zakhe. Bangambophela amanqina enyathi kodwa, hayi uhamba phambili.😊
Yena ubhaka asoqili nah
Malandela Sibalukhulu syabonga mfwethu ngamawi akho owakhuluma ngenhlonipho
Angiyboni inhlonipho akhuluma ngayo uSibalukhulu abiza abantu ngamaphara yena wathukuthela kangaka yini ngoba uyasho ukuthi akakaze amtalabhe yena ngqo umuntu owazi umsebenzi wakho angeke ashintshiswa uKing wena themba umsebenzi wakho abantu abasoze baklahla
But truly speaking kunezinye izinznyanga zidlala ngathi ngaqolwa R10000 yoke with no help 😢
Siyabonga bab Dlamini skhathele njalo uKing Bhakahayi cha
Uqedile Sibalukhulu✔🤝, iqiniso liyadingeka kumuntu👏.
Siyabonga baba hayi sesikhathele nguye yin amlandele kangaka kahlen niqeda isithunzi sokwelapha
Sibalukhulu waze walikhuluma iqiniso ngalo King Bhaka, ufuna udumo ngani, ukhulumela futhi, akalaphe abantu bakhe ayeke izindaba, uyaziphosa kuyo yonkinto, ezeyngozi zomgwaqo uye, oma Mkhize uye, o Kheli Khumalo zecala uye, akavale umlomo lo Bhaka ukhuluma TOO MUCH !!!!!!! o Mabalengwe uwe Bhaka......
🤣🤣🤣🤣👏👏👏👏
😂😂😂😂Yoo yaz nje sikhathele umsindo
Lapho uyena King ndini usezogcotshwa manje as the king haiy bandla ufuna udumo nangu muntu
😅 😅 Bft mvumeni bhaka asina choice. Bft yini wrong ngokhuluma iqiniso?
Sisonke mfethu
Dankie Dlamini syabonga mfethu syabonga bhuti mhlampe uzokuzwa
Ukhusele abantu u king bhaka ngoba kunabantu abakhohlisana nathi kwezinyanga 😢 oko wayenibonisa ukuthi akunamcimbi uzobakho analalela kwenzekantoni ke thina njengabantu abafuna uncedo kuni sonithemba kanjani ke xelela Mina ngilalele🤐👂🦻
Ubhaka yena unalo iqiniso yini ebunyangeni bakhe
U Bhaka uyanyanyisa ngalento yokukhuluma njalo
Ey usho uliphinde
Khuluma elihle qiniso Dlamini phannsi ngamagama abantu
Phansi ngamaqola ngokunjalo
Ubiza abantu ngopapiyi, izinto zokudlala abantwana . Kodwa ugxeka u king Bhaka ngoba elwela isithunzi sezinyanga ukuba singadicilelwa phansi ngamaqola azenza izinyanga mbumbulu ezihluphekisa isizwe sonkana .
Cha unzama urong makayeke Abanye bantu benzene ngendlela yabo izinto zabo unephutha lokukhuluma kabi nongahloniphi Abanye bantu nokuthuks nhlamba abide bantu ngama simba kunengane zethu ezibuka lezinhlelo zifundani kuthi munyumunt masimba urong nzama hlonipha banye bantu hlalani phantsi nilungise if ninokungaboni ngasolinye nibadala
Mna bendizasuka all the way from Cape Town to 2+2 ngiyodlala ngemali yam🫠
Thanks Bhaka syabonga singu mzantsi🤝
Siyabong Baba wakhuluma kahle lobhaka uyathanda ukubukwa
Usungakhuluma nje we Dlamini ubhaka ulwela abantu abanye benu sebedlale kakhulu ngabantu
Ulwela isikhwama sakhe not wena silima
U rite Sibalukhulu.Muntu akenze into yakhe angagiyi ngabanye
Sekuyisikhathi sokuthi king bhaka wehlise ukuba kulive ngamagama abanye abantu please hlonipha ezinye inyanga zyakuhlonipha
NAM DLAMINI UBHAKA UYANGINYANYISA UTHANDA UKUKHULUMA KAKHULU YAZ ONOKUGXEKA UMABALENGWE LAPHO UMABALENGWE AVE ENGAMNAKILE KANJAN
Ukhulumela safuty enjalo nje lobhaka wenu syabonga ukukhuza Dr dlamini khuzumona bo
Zonke nje lenyanga zika youtube amaqola
Inoba ...sidlalwa ingwondo kwathina ..ngu king bhaka edibene nabo bonke la kwenziwa imali ku you tube... abakhange Balaban kwabona.... zi content zabo..ugqiba kwabo. Bahlala kwi restaurants eziphezulu. Baselikofu.. . Abaxabani soyabhanxwa
No but Khehlelezi wrong yaqola akuzibe after that uryt Bhaka
Syabonga Mkhulu ngokusibekela obala😊
Ukulumisa komuntu osuka ekhaya nowangenwa ngabantu abadala siyabonga ungubaba
Kazungantazi Mani ningamaxoki dlala ngabantu behlupheka. Ryt aniveze why udleka
Sbonge Dlamini omkhulu sbalukhulu 🥰🥰
Singopopayi thina sesixabene mzimba uthi Singopopayi, uBhaka uyasivikela kini niyasixhaphaza
Zashonaphi izinyanga ezaza ukuthi zishayelenyanga lenyanga ekhulumakakhulu ayibo savelelwa
Yaay Kade ngimdinga umuntu ozophendula,ubhaka ngoku shaya izinyanga egadla,Mina into engiyi bonayo udliwa umona kakhulu lomuntu,uma efuna udumo makame kancane ngoku gxeka use zenza unkulunkulu wezi nyanga nesizwe
Walikhuluma iqiniso dlamini mina angisawalaleli namavido akhe ngoba awanginiki isifundo uma ekhuluma nje noma engasakhulumi ngezinyanga ekhuluma nangamacala abantu angimuzwa nje ukuthi usuke ethini uyamemeza enjalo🤞
Sibalukhulu makhulu lamazwi akakhuzeke umfoka Nzama akangagiyi ngethambo labafwabo
Ey baba wakhuluma sibonge 🙏 ukubavula amehlo nabangaboni, engathi bangafunda nabanye
King bhaka ukhulumaqiniso Mlomo ongathethimanga
siyabonga dr dlamini iqiniso umsebenzi wokwelapha engathi ningawuhlonipha lento yokuthi kuyagxakwa sigcina sididekile
Yhooo hay siyabonga baba uyacika uking baka bandla ingati ziyamoyika ezinye inyanga ndibulela ekhona umntu ozomxelela iqiniso
Siyabonga baba Dlamini khulandoda bayobamba kude
😂🤣😂🤣 "nami ngiyobe ngikhona edamini ngphethe umakhandakhanda" 🤣🤣🤣😂
Syabonga dlamini hay uyakhuluma lomuntu waka nzama ngathi umuntu wesfazane
Noma ungathin webaba asisanethembi niyaqola vele
Nkodwa bo Dr nithini ngathi esiqoliwe noma nizicabangela Nina nje nodwa ngicel nizicabangel nathi kubuhlungu ukudliwa inyanga izinto zakho zingalungi njengobani ongafaka imali yakhe emfulen ucwele imuke elambile ngexa yokuthi ufuna usiza sicabangeleni nathi singabantu
Yebo Mr Dlamini fundzisani lo Bhaka atati tintfo langatikhuluma emkhatsini webantfu noma asitjele kutsi sekusebenta lelidamu asekasiyekele lo Bhaka yooh emaciniso akho sesi right bhuti
Hayi ucedile mntakababa umuntu akabheke izindaba zakhe ayeke impoxo azenze ngcono kunabanye
Shaya Bhaka amaqola lawa,nisidlisa uMathithibala Nina.
Syabonga Dr Dlamini inkosi ikubusise
UBhaka kade waqala ukufuna udumo, ngabanye abelaphi bendabuko. Ekubeni naye enokwakhe nje ukuba usduma ngabanye. Anisiyeke weBhaka sizoya lasfuna khona🤞ayikho inyanga ezincomayo nezivumayo ngenxa yokulapha iylonda nje😄😄
#Qhe niyile yini lapho ebenithi nizoya khona ngey 30 September😂😂😂😂
Hayi hayi hayi, uBhaka unveza obhala ukuthy nizidomu. Namanje ysazikhulumela lezizinyanga ezihlulwa ukuzihlolela zona, ay cha! People will never learn.😴
Ungazincengeli Dlamini ulokhuthi "mfwethu kancane kancane King bhaka " 😂😂😂🤣uzokuboka ubhaka mudlala ngabantu Phela ubhaka akafuni ngabantu 😂😂😂😂
Uyamesaba ubhaka uyamuzwa nje ukuthi uyazincengela
Ai noDlamini yamsaba Bhaka uloku ehlekubala useyammema fty unobxokana uloku ety mina akangitalabhi kakhulu ulokuty mfethu
Anishayani ngan ngezulu weynyanga yeynsuku zokugcina nilokhu nilwa nedata
Nawe Dlamini musa ukubiza abantu ngopopayi
Abakhothamela ubhaka ngokungazi lutho ngobhaka bopopayi
Asingenelani king uyasebenta sitakini netinkinga nisidla singasitakali.....bayakwesaba king batinyele labohaliba
Iqiniso lilonke uma uyindoda kunezinto ongazenzi nongahambi uzikhuluma ngoba usuke uzihlonipha isthunzi sakho sokuthi uyindoda ngiyabonga dlamini ukuthi ukhuze babu Bhaka ngiyacela awubuyele ebudodeni ubeyindoda eqotho enomndeni sekwanele yekela abafowethu nobhuti nobaba besebenze ngendlela yabo ngoba abamile endleleni yamuntu ngiyabonga ngingowase mnambithi ngisegoli ngokwedolobha
Wayibeka Baba iqiniso lelo Uma anengcondo esebenzayo uzokwehla kodwa Uma angukhanda limtjela okwakhe ngeke akwenze lokhu
Ay syabonga dlamini
Ngizwela umfazi ohlala naye yeyi iyakhuluma nayi inyanga tjo amagama abantu ukudla kwakhe
Unga phinda ulisho
Strong futhi unenkinga lona kuyovela ngelinye ilanga
😂😂
If uyibonile before why ungenzanga I video and stop ukucola abantu nge airtime
You was supposed to tell people ukuthi people stop voting khona into engayiboni kahle imani ukuvota wena uyotshela uBhaka
Nami uyangidina nje ubhaka izinto azenzayo soloko ukhehlelezi khehlelezi ngokomqondo mncane kakhulu akakhulile
Wena udinwa umuntu okvezela amaqiniso, lezizinyanga ziphenduke ihlaya. Zihlulwe ukuzihlolela zona, Ngingazithemba kanjani nje mina. Kusho ukuthy namanje wena ungawkhipha u R1 000 000 uthenge isgubhu.
Umlandeli wakho uzothini, ngeke asho lutho but uzobona ukuthi nidlala ngabantu, uBhaka uqinisile vele nizigebengu, uhlushwa yini uma ungasiso isgebengu, u r afraid that abantu obaqolayo bazovuleka amehlo. Phambili King Bhaka, expose these scammers, we r tired of them.
Khuluma Bhaka sizokweseka🤣🤣🤟
Akananhlonipho u Bhaka yalahlekamhla ajola no kelly Khumålo
uyabheda u king bhaka ngoba uvusa abantu ukuthi bengadlali izinyanga zithi zibanika izigubhu ngoba zona zenza mali ngakho ukudlala ngabantu.uze athi uma kunenyanga enesigubhu ayphumele obala yena ayipruvele ayikho leyonto. zizo scam bani muveza amaqiniso? xegisa Mfoka NZama
Sisacela nislaphe bomkhuluuuuu pls siyanicela abantu bahluphekileee kakhulu
Ngiyabonga mina uma nizehlisa nimtshele futhi uking bhaka ugadene sezinyanga yena wonku muntu uyaba nephutha yena ubani okhuluma ngaye
UKUSCAMMER thina bantu kuright yini? Uyasibhedela
Ey unesdina manje uBhaka ukhulumela safuthi🤞
Bhaka sekwenele yekela ozakwenu abakaze besholutho ngawe kodwa wena ubhizi nabo kodwa phendula phela sgadla senyama esafela size uvo lwakho
Ufuna lona leli elshiwo mzimbokhalimali lokuty ngyakuhlonipha ekben ugibela emakhanda enu sefuna kwenziwe njn sengaty Bhaka wazalwa esthenjin akekhumuntu okhuluma kangaka
Wabeka sbalukhulu🤭🤭Deep down ngilinde impendulo ka Baba u Dokotela
Awungiphe inumber yalo khuluma ngemuva lapho Mr Dlamini 😉
Yazi wakhuluma impela. Ake akhuzeke lo Rasta owubhaka uyantwanaza impela ayikho inyanga eyenza lamasimba lawenzayo
Shayanani ngemithi sibone ukt ngempela niyizinyanga niyeke ukulwa ngemilomo nibanga umsindo ongekho
Kodwa uKing Bhaka uyasivula thina bantu amehlo kunalezipesheli ezenziwa zinyanga ubuqola lobo niyadula futhi, yini uma nizethemba ukt imithi yenu iyasebenza ningathi akuze 20 yabantu bazolashwa mahhala bese bebuya bezokhokha uma umuthi wenu ususebenzile nifune leyo mali yespesheli ,angithi nizinyanga wabaleka umuntu nimbuyise ngomuthi wenu
Yah uze ubone kuthi ubunyanga babulanda abuzanga kubo bahlulwa ukulapha bantu bagijima baya ku online scemer
Uqinisile baba ubhala uyrdelela uveza izimfihlo zabantu bengamcelile bazombophisa ngelinye ilanga
Some where ubhaka uyasinceda ezinye I yinyanga ziyagqilaza gqagqegqi gqilazeka kodwa hayi bonke abanye bayagqilaza 🤣🤣🤣🤣🤣🤣yheee king 😂😂😂phezukwabo ungabayeki aba bagqilazayo mabenze oku yiqiniso baye e udlalangathi bayazazi a bagcwele umdlalo haaa bee ishuuuuu🤣🤣🤣thatha baka thatha🤣🤣🤣
Uyokusho Nin okurong ngaye naye uyafana nje nabaanye,usecasha ngabo
Yaz xem I don't believe in SANGOMAS and Nyangas. But xem ukhulume Kahle baba. Nice speaking
kakake abhekwe lo bhaka ngathi umfana ntombazane
Umshaye akazi lutho
Bhaka wani yena lowo sihlama lesi
Uyabhora ngempela ubhaka angazi ungenwe yini
ngowakaNzama ngiyaqala ukubona umuntu wakithi okhuluma kanje usyazi. Akufanele mawuwumuntu wazi yonke into
Manje umakhandakhanda uyavumelana nokuthi ugxeke ezinye izinyanga
Viva king bhaka
Avubathanda kodwa abantu syabonga waze wakhuluma kahle 🙏
UDlamini akakhombisi ukungakhuli kwayena, akahlukile nobhaka. Yini engafoneli ubhaka ngoba bayaxoxa asho lento? Uma kukuthi ukhulile ngomqondo ngabe uyaz asikho isdingo sokulokh ekhuluma kanje ngoba aksizi. wazehlisa isthunzi kwayena elokhu ezokhuluma kanje. Angizilandeli izinyanga kodwa khona lona okthiwa ubaba udokotela yena yena bathini ngani, futhi yini belokhu bethi bangcono kunabanye? Vele isidingo sezinyanga asisekho, ubobona ngoba zigadwa ngenhlokohlela zezibhamu zibe zithi ziqinisa abantu futhi zinomuthi othi thi.
Hayi wenza kahle akhulume lana ngoba no Bhaka ukhuluma lana and besingasoze siyazi ukuthi wezwa ngoDlamini ukuthi ayikho lanto ye Events
Kodwa uoudelela uoubiza Abantu jgopopayi okudhi ukuthi nawe uwupopayi Kodwa vele izinyanga zithanda imali yabantu ziyizigehekgu nje Zonke ngeke nje uye enyangeni ingakutsheli ngezidalwa nomsamo ongalujgipe zazi lokho nje uqinisile uking bhaka Noma zithi wazalwa wembethe okunye azazi lutho
Angibonge Mkhulu Dlamini ukukhuza inkosi ikubusise. Bhaka ngane yami khulake manje😂😂😂
Ai nami uyangixaka lomuntu uyazi ukuthi nenzani nonke akukho noyedwa oryt kunina kodwa engabe niphusha isipani kuphela lomuntu unenkinga
....uBhaka uvikela umphakathi...zidliwe izmali zabantu ethekwini..kudlalwa ngabo qede basatshiswe...uBhaka akanihlale int encane ngempelak manje anganiyeki.😅😅😅😅
Washaya Dlamini futhi awujwayel ukhuluma online lobhak uyeyisa futhi nginokuzibuza ukuth lezinyanga ezihlez zenza amavideo nama VN zibalapha nin abantu
U king bhaka wenza iphutha elikhulu ngokubiza ezinye izinyanga ngezinyoni. Angacabangi ukuthi uyi king yezinyanga. Wedelelile shame. Kukhona izinyanga ezi powerfull nezindala kunaye. Change yo attitude king.
Yobe ayidle ishiyele .
Yeah wamtshela ngoba ubhaka ngeskhathi egxeka nini yena abantu baya ngokumthemba bazoshana kuyena nina banithathe ngabantu abangazi lutho ngoba vele niyamyeka ubhaka
Baba uqonda nqo ogwegwesi,iqiniso
Ubhaka usomathuba
Niyizigebengu nonke.
Nibaqedile abantu.
Wena Dlamini ungumqaphi kaBhaka, pho wawungaphuni ngani uma lento wawusuyibonile? Musa futhi Dlamini ukubiza abantu ngopopayi
Ningo popoyi mani nilandela msangano
Dr Dlamini uqinisile kuncono ngoba uboniswa wuzakwabo ngoba ukube kusho umuntu ongeyona Nyanga bezophendula ukuthanda kwakhe
Dankie sibalukhulu umuntu akaphushe brand yakh lent eseniyenz nw nilingisa maskandi bethukana
Bekufanele kubekhona uzolungisa siyabonga ukhombise ukukhula baba ningalwi nodwa
Kodwa niskemeka kanjani nizinyanga msnihluleka ukubona Izinto ezingalungile kunina nizibona kanjani izinto eziyizinkinga kwabanye abantu
washaya Mr Dlamini👏👏
Qinisile Sphelele