injula yamanzi ngokuzalwa wembethe

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 8 фев 2025
  • 0607053065

Комментарии • 22

  • @WACKY_14
    @WACKY_14 3 месяца назад

    ngcela usiphindele enye baba

  • @zandilezandi6283
    @zandilezandi6283 Год назад

    Siyabonga mkhulu undlondlo enophaphe ekhanda mkhulu becella ukhulume ngomuntu ozelwe ekha komama uthole ukuthi umbethwe zandla zombili bayakwazi ukuhlangwa niswa umabefika bethi bacela izinto ozithengayo zilingane

  • @Gogo_SibekoTV
    @Gogo_SibekoTV Год назад +2

    Mkhulu siyabonga ngesimfundiso zikamoya bengisacela ukubuza Lana Mkhulu nge jazi elimhlophe ukuthi lisho ukuthini.

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Год назад

    Amadlozi abasizangani abantu njengoba konke sikwenzelwa UNkulunkulu nje?

  • @angeloschroeder7827
    @angeloschroeder7827 Год назад +1

    Mkhulu Ndlondlo bengicela ukubuza imibuzo emibili...Ingabe kunabantu emanzini abamhlophe njengeqhwa? Uma bekhona bangobani,babizwa ngokuthi bayini? Umbuzo wesibili idlozi elinjani elomhlanga? Umbona kanjani umuntu ombethwe yilowomoya walelidlozi,elithi uma liziveza njengekhehla libe lime eduze nomhlanga? Ngingabonga impendulo noma uthinte ngalemibuzo

    • @ndlondloenophapheekhanda3724
      @ndlondloenophapheekhanda3724  Год назад

      Yebo bakhona isizwe senzunza yamanzi emhlophe
      Idlozi lomhlanga lelo oliphuphileyo beliveza umoya abalozi mtakaMkhulu

    • @angeloschroeder7827
      @angeloschroeder7827 Год назад +1

      @@ndlondloenophapheekhanda3724 Ndlondlo Bayede, Ngiyabonga kakhulu ngempendulo yakho. Made ngifuna incazelo ngaloko. Bayede

  • @MpiloXulu-nj7bj
    @MpiloXulu-nj7bj Год назад

    Mkhulu Ndondlo ake ngibingele khehla ngicela ukubuza ngike ngizwe abantu bethi uma ungazange uzalwe umbhethe noma ungelona iwele lomoya okuthiwa inzunza awukwembhathi ngabe kuyiqiniso lokho mkhulu?

    • @ndlondloenophapheekhanda3724
      @ndlondloenophapheekhanda3724  8 месяцев назад

      Thokoza akusilona iqiniso
      lomoya ufika ngomuntu othize wakini kungaba ugogo kungaba umkhulu alike kuwe ngomoya wasemanzi ngayo inzunza

    • @MpiloXulu-nj7bj
      @MpiloXulu-nj7bj 8 месяцев назад

      Siyabonga Mkhulu ngempendulo yakho

    • @MpiloXulu-nj7bj
      @MpiloXulu-nj7bj 7 месяцев назад

      Siyabingelela mkhulu uNdlondlo yazi la selokhu ngifunda impendulo yakho mkhulu lana othi khona "kungaba ugogo kungaba umkhulu alike kuwe ngomoya wasemanzini ngayo inzunza" manje angazi mkhulu uma uthi alike kuwe usuqondise kimi uqobo noma ubuqonde ukuthi oze kuwe ngomoya wasemanzini, noma buqonde kona lokhu okushilo, ngingajabula ngempendulo mkhulu Ndondlo ithi esizithobayo

  • @LukhanyoMnqayi
    @LukhanyoMnqayi Год назад

    Mina mkhulu cela kubuza kithi muntu ombethwe yisthunywa sentaba nesamanzi ngumuntu onjani ? Okunye futhi, mkhuku umuntu othi mekhuleka noma ephahla kune imvula ngumuntu injani?

    • @ndlondloenophapheekhanda3724
      @ndlondloenophapheekhanda3724  Год назад +2

      Laphok mtakaMkhulu usuke unesthunywa sentaba esihamba ne nkanyamba yeZulu

    • @LukhanyoMnqayi
      @LukhanyoMnqayi Год назад +1

      Camagu mtomdala 👏🏿👏🏿

    • @LukhanyoMnqayi
      @LukhanyoMnqayi Год назад +1

      Cela uchaze ngayo nje ma uthola isikhathi xhego🙏🏿🕯 . Sisakhuluma nje mkhulu ukuzibona usoloko uhamba ne ngwe ne ntlwathi kwesinye isikhathi 👏🏿👏🏿

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Год назад

      Amadlozi abasizangani abantu njengoba konke sikwenzelwa UNkulunkulu nje?

    • @Ncamuzakancane
      @Ncamuzakancane Год назад

      Syabonga mkhulu undlondlo enophaphekhanda.