Lenzani ijongo lidlisela iteam ,ingenaphi nje Indaba yama x akhe la😮, because leyonto ebezoyichaza after sekulungile and sebendawonye,ai ayivuthiwe nhlobo lengqwele
Nice show bro,it would be best in the future to give the couple space just for them to express themselves without you being in between.i come in peace 😊❤🎉
Yeah bra i just want to gave u vote of thanx Thobeka is not easy to find out but at least u got and a bring her on the show but to according to my perspective Thobeka gonna fall in love becoz she love something which privacy , My brother keep on whats up Thobeka is not hard her attitude is good and presentable
Uma uyisoka ungacabangi ukuthi kohlale kulula Thobeka umukhombisile ukuthi naye akayeke ukuthanda izinto now he is down to earth I hope Thobeka can give umfowethu ithuba kodwa kungavuki kuyena ukuba ubhuti madlisa ngoba u Thobeka is a no nonsense girl and akafune mali yakhe I wish the young lovers good luck
Phila is cute but akanaso isisoka, how do you tell a woman that she is your third or fourth choice? Do you think she’s going to believe that you really love her?
Lensizwa ulimi lwayo alusheleli nokudikila kuseduze kanti inkotha kumele udlale ngayo, yona uyabona ukuthi ifuna into ewa la manje kanti lengane izothile.
Hay Vovo cha ntombendala mina angiboni izobangumqondo omuhle ukuti uzihlalele kanjalo kuvele nje kuqhamuke umlisa onjalo kamandi yamazela although ungazazi zonke izigilamkuba zake kodwa mina vele uti mawusuka lapo ungabheki emuva; lontsizwa if ibizimisele ngawe ngeyivele yati ngilete inkomo ntombi bt ngite mangoqale kuwena without loko cha maningi asezobagila ngibonge mina👏👏
Ngayithanda le Ntsizwa,ikhuluma ngomuzi❤❤❤
Lenzani ijongo lidlisela iteam ,ingenaphi nje Indaba yama x akhe la😮, because leyonto ebezoyichaza after sekulungile and sebendawonye,ai ayivuthiwe nhlobo lengqwele
Ama x awangeni kwi new relationship
Nice show bro,it would be best in the future to give the couple space just for them to express themselves without you being in between.i come in peace 😊❤🎉
Kuhle lokhu ngoba uyam'akha...dankooo!👏👏👏👏👏
Awabalwa ama X bhuti mawushela. Hlala into ozengayo kusis kphela. Don't bhimba bhuti
Iyabhimba lenkabi 😂
😂😂😂😂 mina ngiku thanda natural 😂😂 ngishayekile
I like this show ❤
Yadliwa i team la🙆🙆🙆
Kanti kweshelwa kanjani? Lomfo uyabalisa akesheli! Awekho amagama😂😂
Engathi kungalunga madodakithi kulombhemu ngokuba kuyakhomba ukuthi akasazimisele ngokudlala Kanti futhi usegileke kakhulu kaninginingi impela qoma cc ave umuhle ngane yomfazi,nginguThwalinja-Mngoma-Zn .
My presenter uvuthiwe
Yayinhle ingane yomuntu 🎉🎉❤
I'm watching from Donnybrook Big up brother
Inkankampane itjo😮😂😂😂
Aw madoda ayy nishela kanje vele,kyabonakala ukuthi ujwayele ukushela ngemali,
Yaz mfw2 uyasiphoxa lo mjida
Waze wamuhle uThobeka😍😍
😂😂uyashela ngapha namazwi okudelela futhi
Bhuti ngyayithanda indlela obalekelela ngayo basebexakekile😂❤
Akakwazi ukushela😂😂😂
Tops❤
Itjo wamuhle Thobeka ❤❤🎉
❤bayafanelana
Ngiyibhimba kodwa ngeze ngifike kule nsizw'enye🤞 😂😂😂
Kkkkkkk Iya actor lendoda.
Ikhuluma ngokugilwa before ishele😂😂
Akasheli lo mbhemu uzobalisa nj kphela nge history yakhe nokungaytholi kalula ntombazane while engakaze azame nakanye ukuythola b4
😂😂😂ey lageja ijongo madoda🙆♀️🙆♀️😂
Mgabadeli uynsizwa mfana wakithi uza ngamaqhinga asezingeni lonqonqoshe oluhle kodwa salute lentombi izothile inenhlonipho
I really love this show
Waze wasishemane awukwazi ukushela ukhulelephi wena
Ubona lento engibonayo bafo lengane ibukeka ilula kuyena
KZN anikwazi ukushela
😂😂😂 Kanti beqonywa kanjan lomfana usizwa ilomf2 igwala
Ufuna induku umfana ongakwazi ukukhuluma kanjena
Hhay ngeke aybuyele ebhodweni ingqwele iyophekwa ayvuthiwe neze😮😮😮
❤wamhle cc negama lakho uyalilandela Thobeka❤
Phela kmele niqophisane intombi leh iyazethemba.ingakuciki imibuzo.hai awnalo ubciko bokshela.uyisigwadi.udume kabi kuThobeka.
Lomjita uhlulwa yimibuzo e simple 😂😂😂😂😂Akayifuni I challenge ufuna abantu alula mxm uyagicika lomjita uyasihlaza lomjita
UPhila ukhathele unaumfazi❤ Let's Hope bathandane❤
Lensizwa ayivuthwanga nhlobo
Uskruskru lona akalazi ibhodwe lezingqwele
Ulibhimbi usabindwa amagama entombi futhi alula kanjena
Ilezibukolezi wake waybonaphi ingqwele efaka ibuko 😅
Iyobe aynasmilo lentombi yaqoma lomlisa .
Seyakhala lendoda😂😂 ijongwe lenzanjan
Hiy thobeka🎉🎉
Wabhimba Bhuti ubiza amagama abantu awukwazi kweshela😂😂😂
Phila usgayekile mina ngiyambona😢uzeuyakhala😢 Good Sisi Hard Questions 😅Goid Luck Sisi He Loves you❤🎉
Yey 100% isimilo laphana
Weee ushela ngamax akhe akwazilo ukshela ayiiibo
Fokof wena Doti yerr umuhlekanje mfowethu uzotyisa I team kwi tv😂😂
😂😂😂Amasim**a omfana lawa deshethon man!!!
Yeah bra i just want to gave u vote of thanx Thobeka is not easy to find out but at least u got and a bring her on the show but to according to my perspective Thobeka gonna fall in love becoz she love something which privacy , My brother keep on whats up Thobeka is not hard her attitude is good and presentable
❤ u know the story
Eish lomfo uyamoyika lo girl yerrr ingaze ize kwi man's conference ngu Doti lo akakwazi ushela😂😂😂
Hi wamuhle Moana muntu nawo umshado zwelaingane yabantu igilekile
Ayikwaz kushela lensizwa I wonder beonywa kanjani🤣🤣
Uluhlaza mfana awukwazi ukukhuluma 🚯🚯🚯
Uma uyisoka ungacabangi ukuthi kohlale kulula Thobeka umukhombisile ukuthi naye akayeke ukuthanda izinto now he is down to earth I hope Thobeka can give umfowethu ithuba kodwa kungavuki kuyena ukuba ubhuti madlisa ngoba u Thobeka is a no nonsense girl and akafune mali yakhe I wish the young lovers good luck
maybe he promise his friends kuthi yena uzomthola becareful dadewethu and keep it up
Cute, but when u open ur mouth ngeke. Childish. Thats y umjolo wakho ungalasti.. "mfethu mfethu mfethu mfethu" lapho uyashela😂😂
Ibuthuntu lensizwa yerr
Waze wabuthuntu uMfana olimini ulimu lunenkwethu👀
Nxaaa kwaze kwayidlabha lokhu ibhimbi lokugcina ngci
Uyidlisele wayiqeda iteam lomjita🤞
I camera yakho isincisha ubuhle buka Thobeka❤
Phila is cute but akanaso isisoka, how do you tell a woman that she is your third or fourth choice? Do you think she’s going to believe that you really love her?
Qiniso bafo abafo uyayithanda ingane inkinga une pride kakhulu bekunga melele aveze okunengi
Futhi njalo unalo nophuku lomfana
Akanaso isisoko lomjita ubiza intombi ngo mft and ubala nabantu abangekho la
Waze wamuhle Thobeka mfethu ungadlali ngalengane ine life plan ngisho ikhuluma ngumama wasekhaya loyo
Luhle uhlelo lwenu, kodwa inkinga iscreen senu sincane ngicela nisilungise 🙏🙏
UNGAMQOMI UYKWEDELELA😮😮😮
Akushelwa kanjena bafo awukwazi ukubala omunye umuntu ngcono ukube uyena okubuzayo not kube uwena but i like your truth ngikufisela inhlanhla
Lomjita uzoshela athole uthando noma uzofuna ukudatshukelwa? Animdodise zinqwele akwenziwa kanje. Ufika nje dae 1 uzochaza ngeynkinga zakho ai ngeke. Ulwimi lugcwele inkwethu
Weeee lomfo akakwazi sanhlobo ukukhuluma nomuntu wesfazan kushukthini nje kuthi ANGUKSABI MINA, SHUTHI AKANGTHANDI WEEEEE iloli ilokishi jesu!!!
Ay nami nghleka zona lezinto akazishoyo 😅
Uyisishimane lomjitha yoh 😮 hawu esinjena pho
Mmmmm,,,uyabona ukufuna ukuvela ku TV kodwa bese uba ibhimbi elinjena lokukhuluma ....buka nje umbuzo olula ithi intombi ucabange nini ukuthi uze kimi??Lomfana uyahluleka?? Hawu ngaze ngawubuka umbhedo.nami ukube ngiyintombi bengizomfulathela lobhuti futhi izithende zami zivakashele izinqa ngibaleke ngingabheki emuva.
mfowethu awukwazi ukushela intombi musa ukuyibalela izintombi zakho nokugileka kwakho uhlulekile mina ngibone uThobeka elula uwena nje isigwadu
Ubafo akakwaz ukushela ngokuzmela ukhuluma ngabantu nangendlela akayiyon usisi nje uhlulekile
Lensizwa ulimi lwayo alusheleli nokudikila kuseduze kanti inkotha kumele udlale ngayo, yona uyabona ukuthi ifuna into ewa la manje kanti lengane izothile.
😮wuu lomjita 🤦♂️
Hay Vovo cha ntombendala mina angiboni izobangumqondo omuhle ukuti uzihlalele kanjalo kuvele nje kuqhamuke umlisa onjalo kamandi yamazela although ungazazi zonke izigilamkuba zake kodwa mina vele uti mawusuka lapo ungabheki emuva; lontsizwa if ibizimisele ngawe ngeyivele yati ngilete inkomo ntombi bt ngite mangoqale kuwena without loko cha maningi asezobagila ngibonge mina👏👏
Ungamqomi thobeka uyashesha ukulahla ithemba lomjita akavuthiwe
Wayehlisa ke iteam bafo,buya sikufundise ukuqomisa sdididi🤔
Ayivuthile impela inqwele yikho ithola izidwedwe
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂 nxa lesishimane nkulunkulu wam
Ungamqomi lombhemu ushela amanga ya kona ilula lengane ngeke idabule kolova
Uyimbimbi ndoda thembeke kanjena awukwazi khuluma yoooh fuseg ngathi ayinovuma leyontombi
Ukushela ngemali kunje sishimane
😂😂😂 Yaze yangphoxa lensingizi aykwazi ukshela isizwe ilomf2 uk'thambisa lengane uys'shimane Brazo yearrrh 🚮
Serious interviews...thobe
Next time, badedele baxoxe bobabili phela then come back for update
Cha ubhuti indlela yokhuluma ulibhimbi emlonweni intombi ayishelwa kanje .one uzoyitshela ngenkinga zongileka kwakhe
Uyabheda lombhemi
Ja isngeniso sakhe nje besingekho isdingo sokuthi akhulume ngama ex wakhe
Kwenzakalani KZN UKUSHELI NTOMBI AKWAZIWATU
Umjita akakwazanga ukuwabeka amagama wakhe,akacalanga kahle
The time ethi no mjita wakini oyikakapani bengizomufusegisa fast ngiphume kuyena
Bekumele ekhulume ngothando akanalo ngaye zonke lezinto azishoyo azinasdingo kodwa sikufisela inhlanhla
Zakes Bantwini vibes😊😅
mule lo sisi yeah nizofanelana
Yaze yashima indoda ihluleka nokushela yibhimbi
Mpembe ugejile ngokuthi ubale ama x akho
Thobeka take dear waze wamhle dear
Bafo yindaba screen sakho siwuhalf pls bafo kumele uyilungise lento Yama camera akho ama episode akho sengiqena ngsho ukuwabuka ngenxa yendlela avela ngayo kwiTV yam
Indoda...indoda nezinkomo zayo hamba uyoyishaya zonke ziphelele
Phila mfethu nyamezela , uzimisele wehlise umoya
Lo mfana ongakwazi kanje ukushela kanti ubegwaza yin kulababanye
Hlampe ranele kekuvulwe isikole sokushela labafana abakwazi ukushela .
Angavumi ukumqoma wèna Thobeka uzondlala ngawe lo
Awufune izinsizwa eseziqinile zikufundise is isolated uzomthola uThobeka but funda ukukhuluma mfana
Ushela ngemalini.
Phendula haw sishimane..kanti ulindeleni weee mfana yooh suka
Cha ungavumi Thobeka. lo yi hit n run.
Wisishimane ndoda akushelwa kanje
Awkwaz ukweshela mfana bekmele uhlale odabeni lothando.ungabali abanye abantu odlule kbona.
Ubuti akabezele kuzolunga
Unenkwethu olimini umfethu
This guy doesn't know how to talk to a lady. Why talking to a lady like that .