Good evening Pastor ngicela ukuphuma esihlokweni,ngiphuphe indlu enkulu enhle Uma ngingena khona ngihlangabezwa uSisi no Mama sebashona phakathi kwendlu everything it's Gold I mean the Furniture was Gold and the house has many rooms,kodwa ngimangazwa yikuthi most of the people inside that house are my deacesed family it was only few of us who are still alive kodwa the house yinhle futhi kuyakhanya BHA kuhle okwesimanga and mina I was the one showing my niece the other part of the house.
Wena Weningi🙌🏾 Siyabulela🙏🏾 Cela ukubuza iphupha apho ukrazula (tearing up with scissors) iimpahla zomuntu omaziyo. I was so angry and ended up cutting up his clothes. I wasn’t addressing him by his name though, I was addressing by a different name.
Ngibingelele Pastor weningi ngisacela kubuta;ngiphuphe ngishaya/ngijikijela umuntfu ngemacandza lamatsatfu one after another ebusweni afela kuye? Ngiyabonga Mfundisi wam ngitolindza imphendvulo.
I had a dream holding a child am pregnant and there was ubuthi that is the father of the unborn child he was denying the baby and at the same time bekukhona usisi wami who has passed away he is putting his feet on her shoulders when he was denying the baby and being disrespectful i the mother went on top of him ngamushaya
It's not confusing at all, Context is important in each and every dream; Uma ushaya umuntu oyisitha noma osuke eyingozi kuwe, definately a good sign uma umshayile wamehlula. but uma ushaya umuntu olungile ongakulwisi, ongabuyiseli, that cannot be a good sign.
Ngyabingelela ngicela ukubuza ukuphupha ushaywa umama wakho sewashona kusho ukuthini
1. Ngokujwayelekile *Uma uphupha umufi; * wuphawu olubi uma ekushaya; lusho ukuthi wenza izono nokonakala futhi udinga ukuphenduka ukuze usindiswe.
AmaHubo 141:5 Olungileyo makangishaye, kungumusa kimi; angisole, kungamafutha ekhanda; ikhanda lami malingawenqabi, ngokuba nasebubini babo umkhuleko wami uyobe usekhona.
2. Futhi *Uma uphupha umufi; * wuphawu olubi uma ekushaya; lusho ukuthi kufanele njengamanje uzinuke amakhwapha kungenzeka kunento engathandeki futhi engamukeleki oyenzayo futhi okumele uyeke ukuyenza.
IzAga 22:15 Ubuwula buboshelwe enhliziyweni yomntwana, kepha induku yokulaya iyabudedisela kude naye.
3. Kwesinye isikhathi *Uma uphupha umufi; * wuphawu olubi uma ekushaya; lusho ukuthi ukuthi lindel aisikhathi esibi sezilingo nezivivinyo ezinkulu futhi ezinzima ezizayo.
U-Isaya 50:6 Nganika abashayi umhlane, nezihlathi zami kubo abahluthula isilevu; angibusithelisanga ubuso bami ekuhlazisweni nasekufelweni amathe.
4. Ngokwesintu *Uma uphupha umufi; * wuphawu olubi uma ekushaya; lusho ukuthi ubhekene nolaka nentukuthelo yalomuntu ongasekho ngoba kukhona ongakwenzi kahle.
5. *Uma uphupha umufi; * wuphawu olubi uma ekushaya; lusho ukuthi kungenzeka abathakathi sebevele bamphendula ngemithi umufi ukuthi abeyisidalwa esibi ukuze ezekuwe kabi nangolaka ukuze impilo ingabi mandi futhi ibenzima.
Sawbona baba,kusho kuthini ukuphupha uzwa izwi likutjela kuthi hlukana nesibongo esithize
Saubona pastor umauphupha ungijimiswa abantu ngibashaya ngobohlalo mangihama njalo ngihlangana neswirizi lamasemba
sawbona mkhulu kushukuthini ukphupha umuntu omaziyo ekukinya
Unjani mfowethu .mina since I was young primary until now nginokuphupha umama ongizalayo engishaya kumbe engithuka😮😮
Ngyabonga nkosi yam🙏kusho khona ukuthi ngimqobile futhi ngzophumelela kwakunini engihlukumeza
Sawbona Mfundisi ngithemba uyaphila. Cela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukupha ubulala umuntu, umklinye aze afe. Ngyabonga.
Benginokuphupha njalo indodana yomyen wam ingithuka ishiye angalazi. Manje senphupha ngimshaya noma ingemvubu noba induku
Thokoza Dlozi ngthabole kakhulu amen
You're welcome,
siyathoba,
INkosi ikulonde njalo
Sawbona Pastor ngcela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha uthi ugwaza umuntu angagwazeki noma uzama ukumdubula lutho
Ekugcineni sybonga 🎉🎉ngize ngazi kuchaza ukuthin
thanks, be blessed
@pastorweningi ngyakubingelela ngokuzithoba, ngicela ungisize ngiphuphe umawami nosisi wami bencunu ngasocingweni elincane uma yena ubechama. elinye ngaphupha ngihlana igazi
Unjn phaster kush ukuthin ukuphupha ubulala umuntu
And angiqali ukubulala umuntu abanye abasekhay abanye abangaphandle ngibabulala
Sawubona pastor Mina ngiphuphe ngishaya umfana wami ngimuthethisa ngabe kuchaxani
.
please check this video.
Filename
Ukuphupha ushaya ingane
Video link
ruclips.net/video/-kK8lmUmRe0/видео.html
Hi man of God Mina kunephupho elingihluphayo ngiphupha ngihamba ne boy friend yam ngathi siye endaweni zokonwaba LA kuphuzwa utywala Kusenjalo wavela wanyamalala umuntu wamUbuntu ngazibona sengiyimpumputha ndingasaboni emehlweni njalo ephupheni ngizibona ngisendaweni edayisa utywala ngihleli namantombazana engingawazi ngabona ukuthi bakhuluma kabi ngam masengiphendula kwasukuma intombi eyodwa isithi ayingisabi ngisamangele ukuthi kwenzakalani yaza Kimura izongishaya ngasukuma ngayishaya ngaze ngayi phakamisa ngezandlazami zombies ngayiphontshela emuva kwami
Good evening Pastor ngicela ukuphuma esihlokweni,ngiphuphe indlu enkulu enhle Uma ngingena khona ngihlangabezwa uSisi no Mama sebashona phakathi kwendlu everything it's Gold I mean the Furniture was Gold and the house has many rooms,kodwa ngimangazwa yikuthi most of the people inside that house are my deacesed family it was only few of us who are still alive kodwa the house yinhle futhi kuyakhanya BHA kuhle okwesimanga and mina I was the one showing my niece the other part of the house.
Sawubona pastor ngicela uk'buza uma uphupha ushaya umuntu wakini kusho ukuthini
Kuyefana ngane yakwethu.
@@NufliqOnline ngyabonga 🙏
Ngyabonga god bless you
Kubonga mina,
Stay blessed,
Ngyabonga pastor ngitholile impendulo
Thank you.
Stay blessed.
Ukuphupha ungagqokile ngenhla emzimbeni kube kufanele ungene esontweni
ive been waiting for this ,
UNkulunkulu akwenzele okuhle kodwa.
❤@@NufliqOnline
Mawuphuphe ushaya umuntu ongasekho ngobhushu uze umphose emanzin angagcolile aclean
Amen mkhulu
Ndimshaye ejola nomyen wam ndingamazi enkos pastor
Unjani Mkhulu bengicela kubuta kuchazani ukuphupha ubaleka eskolweni bakushaya
Sawubonaa kusho ukthini ukuphupha umuntu ekumemeza ecela usizo uthi uyambhek kuyindawo eyihlathi umthole ephansi kugcwele igazi
Hi mkhulu inquboyakho ❤
You're so welcome;
Siyathobeka , futhi siyakhuthazeka.
INkosi inezele kuwe okuhle kodwa.
Syabonga kakhulu baba
Ngicela ukubuza ukut kuchaza ukthini ukuphupha ucaba isihlahla esinameva amhlophe??
Kuphupha ufihla amalunga omdeni endaweni eyodwa
Amen pastor 🙏
Thanks, be blessed
Amen
thanks, be blessed
Syabonga pastor
be blessed.
Wena Weningi🙌🏾 Siyabulela🙏🏾 Cela ukubuza iphupha apho ukrazula (tearing up with scissors) iimpahla zomuntu omaziyo. I was so angry and ended up cutting up his clothes. I wasn’t addressing him by his name though, I was addressing by a different name.
Kuchaza ukuthini ukushaya umuntu ongasekho
@pastorweningi sawubona nceku ngithemba ukuthi uphilile ngicela ukubuza Uma umuntu ephupha ngentombi yakhe iyinyanga ngabe lokho kusho ukuthini
Pastor I always dream fighting this woman and ngizengimbambe inyawo elilodwa ngimjikijela phezulu
kusho ukuthi kunenginga ekhona phakathi kwenu
Amen pasta ngabe kusho ukuthin ukuphupha uluka umama wakho ebe Esashona?
Ukuphupha ushaya umuntu umbulale
@pastor weningi mina ngiphuphe ngibopha abantwana beskolo ngibafaka insimbi ngithi bayaganga eskolo ( teenagers) ngabafaka kuquatum but kwaba loyi one wangikhomba ngesbhamu ngamisa imoto yama saqala ukudubulana buh ngagcina sengibadubule bonke bangiphakamisa bengi celebrate coz ngiwinile and besengigqole impahla yesotsha ngicela ukuchazelwa lesolution yokunqoba if kungokubi
Sawubona mina ngiphuphe ngicabana no muntu ongathi othandana ne soka lami.ngamushaya wangayilweli back
Sengisinqobile isitha njalo ngizophumelela
yeah, uphile futhi uphumelele
@@NufliqOnlinengiyabonga🙏
Kusho ukuthini ukuphipha nihlaselwa ekhaya ningumnden
Afternoon Poster mina ngiphuphe abantwana baka makhi baqela ukudla ngathi abaziphaphakele lo omunye waphaka konke ukundla angaphanga laba abanye ngaqasuka ngamushaya, ingabe kuthini lokho?
Ngibingelele Pastor weningi ngisacela kubuta;ngiphuphe ngishaya/ngijikijela umuntfu ngemacandza lamatsatfu one after another ebusweni afela kuye? Ngiyabonga Mfundisi wam ngitolindza imphendvulo.
Sowubona paster kuchazani kuphupha wehla izitebhisi zesitolo zisosabekauyothenga fike cashier esuka kuzongena omnye agcine engafiki ngiphume nazo ngabhatalanga
Aaagh the early morning callers are not fair😢...sorry babe on everyone's behalf
Thanks, hey
INkosi ikwenzele okuhle kodwa,
Ngiyabingelela pastor, ngcel ukbuz ukt kuchazan ukuphupha uphalaza igazi kuze kube ngath uphelelwa umoya?
Sawbona ukuphupha ubona ingane yakho ishaywa bengcela impendulo
first person to view 🙃
thanks, be blessed
❣@@NufliqOnline
Babona insizwa enhle abantu 😂
I had a dream holding a child am pregnant and there was ubuthi that is the father of the unborn child he was denying the baby and at the same time bekukhona usisi wami who has passed away he is putting his feet on her shoulders when he was denying the baby and being disrespectful i the mother went on top of him ngamushaya
This is confusing though . You said ukushaya umuntu into embi and at the end into enhle...mina ngiyashaya strong!!
It's not confusing at all,
Context is important in each and every dream;
Uma ushaya umuntu oyisitha noma osuke eyingozi kuwe, definately a good sign uma umshayile wamehlula.
but uma ushaya umuntu olungile ongakulwisi, ongabuyiseli, that cannot be a good sign.
😢
if possible just divert your phone into voicemail at night
Ok, I will,
But I prefer direct calls, sivele sixoxe siluqede udaba ngokushesha.
anyway, Thank you for isiphakamiso.
INkosi ikwenzele okuhle kodwa.
Mfundisi linjani ? .igama nguSamkeliso Siziba .ngicela ukwazi ukuth ma uphupha utshisa inyosi kungabe kutshoni
Thokoza mkhulu
thank you,
be blessed
Afternoon Poster mina ngiphuphe abantwana baka makhi baqela ukudla ngathi abaziphaphakele lo omunye waphaka konke ukundla angaphanga laba abanye ngaqasuka ngamushaya, ingabe kuthini lokho?