La were talking about two things 1. King of live title and 2. Imfezemnyama saga... The video is categorized under entertainment videos if that's how you feel/think ngayo we're very sorry... We wanted to find out if Maskandi fans know the real person singing the song and who he is and simtholile
Koda bafe2 lento niyenzayo imbi ngyafisa kuth kube Nani nkulunkulu wanipha ikhona lomculo naningathandan kwenziwa nje kini or kumntu wakini ubulima nje lento yena
Ngxese mfezi. Wena u yinkunzi emculweni..... Salute
Akusiyo nje!! Bayambhedela nje IBHADI lele yoo🙏🙏🙏😗😗
yekani imfezi emnyama ngale kwalokho nizoyikhotha imbenge eyomile
Ngcela nje abantu bahlukane ne Mfez
Asethembe nibheme nakholwa ke kuMkhumbane ngoba uDlubheke ubalekile
UPhindamshaye or Sonakali makungesiyo imfezi...ngoba akavamsile ukukhuluma iphutha u Phumlani
Angasukelwa umilikihli wethu akusuye ocula laphana abantu abobuza
Ungenhla upotso,than akuyena umfezi lo kungadlalwa ngemfezemnyama
igagu likamangobese lizihambela lodwa abanye sebe ngamane bethule bethi nswiiiiii
Kahleni ukdlala ngo bafo, iphume kanjan le ngoma ibe ivela kubani
Akyon Mfezi le cula lana aib
Up minister
Ay aksomfez lona
Akuyona nje Imfezemnyama ecula la
Milikihliii akungadlalwa ngemfezzy😍
Nami ngiyavuma kuloko.
Kwadlalwa ngemfezi, uyabona ayahlupha amavukane izinto ezazalelwa emarenki
up dlubheke
Ay bafwethu aksiy mfezi lomunt owenze lengom ama bit ngath wemfez but aksiyo
mina ngiyazi uPotso baft uyanyisa akaqambi amanga nimbuze kuMjosti baft
Upotso
Kuyaziwa ukuthi ngu Posto king of live
Ngudlubheke
Awuculi kanje mfezi thina siyakwazi
Hayi bayayisukeli mfezi
UDlubheke ngokuzwa kwami
Ewuu weee ngaze ngadumala
Eixh iZinto Ziyenzeka kulezwe likaMaskandi
Umzala nguye ngempela ocula lah ngitsho iMfezie
sanibona.cha ngumlandeli kamaskandi angilandeli ubani kodwa wonke umaskandi.cha bafowethu akiyo imfezi eculayo lapho.engikwaziyo ukuthi lo owenze lento umuntu engingathi umlande we mfezi.futhi mhlambe ubethi izothandwa into ayenzile,nakhoke sekuphambana ikati negundane,kusho ukuthi uyathanda ukucula njengemfez.ngithanda ukuthi ngisho ukuthi mfo vela bekubone abantu.futhi angicabangi ukuth kukhona okuyokulahlekela ngalokho.imfezi ingumgumculi ovelele othandwa futhi owenza umsebenzi waakhe ngothando,uthinike ngomuntu onjalo ozolahlekelwa okukhona ngokungekho?ngoba awaziwa kawudumile phumela obala ncono ubonwe kube kanye ndoda.u Celokuhle Mvelase emachunwini ngyabonga.
Yeah into nami engbona ngathi ibhede kakhulu ngayo lengoma ukugqugquzela ukucwaswa kwabokufika
Akiyo Imfezi le bayamsukela ubafo
Bafethu akusuye uMpulani lo
cha akusiyo nje imfezi ecula leyangom khona nje ofuna ukucekela phans imfezi min engikucelay akavel lomunt oyculayo ngo akuyona nje imfezemnyama
ay kunzima ngeke
Cha akuyonavele infezi kodwake uzozitholelanaye ukuthi ubami asingakhulumi kakhulu izovela
uSonakali Mncwango ocula lengoma
Ngcela usiphe ama contacts akhe if uwazi...
Cellphone number or even his Facebook profile
Upotso comand
kule part ka LIVE ngithanda ukwehluka kancane. Ngibona ukth kwesinye isikhathi emculweni libuye lingabi bikho iqiniso nanokuth kuth umculo ophakanyiswayo kakhulu owangapha ngakith Othukela kuphela. Abase South Coast abanakwa noma benza into yamehlo estage. Mina angikamboni ofika kwi Nyonemhlophe Jali ngo LIVE Performance estage. Angichemi kodwa ukubona kwami.
U Posto ungentla ngo live sengihembe
amageza ahluleka emabhida kodwa ngizwe esethi awafunekqhathwa bayasabana banamandla bonke nje bafethu
Nami ngisho njalo zindala zombili
ngeke sibaxabanise kodwa nje basebenza ngoksezingeni eliphezulu bonke
Hawu iyasho nje imfez ukuthi akusiyona manje thina sphawuleni vele akungaqhathwa izwe bakwethu . Le video kwayona ingalubhebhethekisa udlame
La were talking about two things 1. King of live title and 2. Imfezemnyama saga...
The video is categorized under entertainment videos if that's how you feel/think ngayo we're very sorry...
We wanted to find out if Maskandi fans know the real person singing the song and who he is and simtholile
Muvezeni phela masenimtholile or imina osele hlampe senimvezile
We don't wanna make false accusations ngakho ke sisaphenya ukuze siveze into eyiyonayona
Potso uyawushaya live uyamthanda awumthandi abantu aboke bafunde ukulalela bangayi ngokuthi bathanda bani mina akekho umculi kamaskandi e
ngithi angimthandi ngumlandeli wamasikandi umuntu mecula into ezwakalayo ngiyamvuma u-potso uyawushaya u-live
Pontso
Cha nakanye akusiyona iMfezi lena kodwa usazovela umnikazi
Koda nginesho yokuthi ngeke kube bantu baseyntwen abenza lento iqhaza inteyngafundile
Dlubheke
Koda bafe2 lento niyenzayo imbi ngyafisa kuth kube Nani nkulunkulu wanipha ikhona lomculo naningathandan kwenziwa nje kini or kumntu wakini ubulima nje lento yena
Esisgameko esehlela IMFEZEMNYAMA ngokwami ngibona sengathi ngabanye babantu bokuhamba as ingoma esuse udweshu igqugquzela i xenophobia...
Siyabonga kakhulu ngokudlulisa owakho umbono🙏