Размер видео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показать панель управления
Автовоспроизведение
Автоповтор
Yabona akekho owayefika ku Muhle Khuzwayo inkunzi lento ay umenzelwa
yeeehheeeeniii ngoba ebefudumeza ingoma zebhova esacula kubafan bamahawukela
@@mshayimedia6927 umanga u sadamu owayefudumeza
Okwenziwa ukhandosi kule album waikhipha amangwevu....lale uphumule bebane
Asambee khandosi mfana... ngibabona bekhala bonke kanti ohlabile uyena kuyimuphi
Hehehehhehehe wuuuu aaah ngahlekisa okwentombi iyoqoma,ewu ukube useduze Mondli ngabe ngikuthengela unemenaythi mfana usuwubusisile umoya wami ngalensizwa ewuuuuuu ewuuuuu dankie baba ngyabonga kakhulu engathi koze kuse kuloKhisimuzi ngihamba ngalezingoma ngoze ngoshona esikhaleni eSabhuza ne radio cassette ngyoqomisa ngalezingoma kunentombi engiyimise kabi ngale.
ENquthu kwaGxobanyawo hheyi ngoba futhi uMgqumeni ngeke belokothe belunge abafana abancane😢😢😢
Cha kwakuyinkunzi lokhu okuwu Muhle Khuzwayo
Aww kodwa ngobhuti umuhle khuzwayo
Wayekhona impela uMgqumeni, phela le album Ayabafana bakaMahawukela bebesebonke, bebuye beyokhipha uBuhle Begubazi.Izingoma ethi " kufanele ushade Thuli, yabhalwa uMgqumeni."
Unamanga wena yini uMuhle ibiza indidane ezibongweni
Hauuu mondli ngyabong mina nganeyakwethu
umMuhle khuzwayo ileader Abafana baka mahawkela umuhle wayenabakhe nomgqumeni enabakhe sekuxatshenwe ekaMuhle le inkunz emnyama
Unonile umculo wesintu awuphuphi ngywthanda uyangibusisa uyangiphilisa angizinyenzi ngawo
Wayengasekho umgqumeni lapha kuqale kwalida ibhova thesebehlukene nebhova kwaba ubuhle
Webhuti Ake ungfakele le album kamuhle ethi imali plc mfwethu
hawu kodwa mfwethu ungenzani kodwa kunini ngifuna le album yenkunzi emnyama ngakhumbula ngisashela emfuleni madoda
ngicela ungenzela ezabangani bakhe zonke sukela eqala ngiyawthanda lomculo omdala
anoke nisifakele le album ety ngenzeni sngathokoza
abashawa umgqumeni ilaba abathi Sebephelele
Wakhuphuka uMuhle Khuzwayo suuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuka
Muhle mfoakhuzwayo wangikhumbuza uEnock Khuzwayo ngo 1978.
Mondli mfethu ngyabonga ngalomcula wabomaskandi bakdala ngiwuthandani nkosiyami,, thumela mfuthu ma ngabe unayo ngobuningi bafo,,, ngyabonga
Kodwa madoda ziphansi izintshizwa.
muhle khuzwayo u"Khandosi" ey ngoba ukufa kulinuku
Lindani Boyi ku leader uMuhle Khuzwayo kule album
muhle impela...kodwa ngathi neBhova likhona angazi noma ngizwa kahle yini.
@@Assanedavidmbaye1995 alikho ibhova lana umuhle kphela owayecula le album basebexabene ne bhova
Muhle khuzwayo .EGIJIMA UMFANA
ukhandosi wayeyinkuzi ngempela,awusizamela abakwethu isihloko amadolo phansi
Kwakunjenake kwakusashelathina Svuka NGO 4. Skubambe kusayonya
Mmmmmmmmh siyabonga ngesibusiso somculo
Kwakulikhuni lana
uthandolwabasha luyazenz izindaba aw mama sasazi ilanake ingoma thina ei ngoba awunoni mhlaba
Umhlaba usengumhlaba ai manje
Ukhona umgqumeni kule album laba abathi alekho khanilaleleni Kahle nje
nhlobo umuhle kuphela kule Album
Kungancono kuphinde kulalele wena Mfwethu.... Base bahlukana lna ngo 2004
Awuuuuu ngadla mina ngadla mina kababa hhesheee
Nice song
Yashaywa uMgqumeni, kwaxatshanwa isemshinini yaphuma esephume elakhe iqembu uMgqumeni ingasathengiselwa yena. Ingoma elandela le akayikhipha wayezihlangula ngokuzalwa KwaMseleku...
uqamba amanga syamazi umgqumeni nomuhle sibazi kakhulu mina ngibazi nangamehlo enyama umuhle ocula lana yedwa futhi uyaziculela uyzaibhekhela akekho umgqumeni lana
Ave engihlekisa umuntu on gazi ethi uyachaza aqambe amanga wayengekho bafo wayengekho umgqumeni lapha kwakugwaza uKhandosi uMuhle Khuzwazo lapha
litsho kabuhlungu ibhova
Akulona ibhova umzala walo lo
umuhle wayangaphezulu kukamgqumeni bafwethu
kahle wena ukuqambamanga ubolalela le album eth sebephelele bese uyakhuluma umuhle la waphinda ezinye iyngoma ezayshaziculwe uMgqumeni kule album ethi sebephelele
Kunjalo mft
Wayengaphezulu umuhle khuzwayo
Umbhedo ke lowo akekho muntu owake wahlula ibhova ngokucula futh akusoze wabakhona
ushaye eceleni
Mgqumeni Lona ingoma zakhe lezi
Cha ukanina kamgqumeni lona umuhle khuzwayo ay kwankuynzi lena sukamadoda
Mhhh suka madoda
ngoba uculisa keamgqumeni
yini ungathi umgqumeni oculisa kwamuhle ngoba umuhle wafika kuqala emculweni ukunomgqumeni umuhle ngamazi kqala emculweni ibhova lifike esekhona umuhle
Nhlahla Shamzah Phela yena waze umgqumeni kuqala umuhle akamazanga 😅
muhle khuzwayo
aykhona Mondli nkunzi siyabonga
umgqumeni wayekhona la
Lutho wayengekho we ngakhona kanjn babengezwani
wayengasekho base beqhathwe uNtuli lana umuhle wayesehamba yedwa
ziyasha uthando lwabasha
EYY MADODA NGOBA UMHLABA AWNONI
lo wasuke wazitshela ukuthi ngoba ahamba noMahawukela isikhathi eside uzoba uye same nalento eshaya oDSD noJaiva bazitshela ukuthi bangobest ngoba bahamba neBhova. Otherwise ukube akadlalanga oNtuli uyena owayezocompeter neBhova and kwakuzobamnandi but-ke wayengasaculi ezenza iGcokama
Koda kule album wayekhuphule kakhulu
Mina ngiluthola ithuba lokubalalela bobabili nebhova babetholana phezulu kungawi muntu kodwa ukufa kwasheshe kwamthatha uMuhle indima iseyinde kakhulu kase lisala lizenzela iBhova
Umuhle khuzwayo wayey nkunziii
eyendlomvu ithule nje
ubani lona ulead lana?
Lol ay uMuhle lo mfwethu
uMgqumeni
@Ndumiso Shelembe uMgqumeni lo oleader la
🤔mgqumeni
Yabona akekho owayefika ku Muhle Khuzwayo inkunzi lento ay umenzelwa
yeeehheeeeniii ngoba ebefudumeza ingoma zebhova esacula kubafan bamahawukela
@@mshayimedia6927 umanga u sadamu owayefudumeza
Okwenziwa ukhandosi kule album waikhipha amangwevu....lale uphumule bebane
Asambee khandosi mfana... ngibabona bekhala bonke kanti ohlabile uyena kuyimuphi
Hehehehhehehe wuuuu aaah ngahlekisa okwentombi iyoqoma,ewu ukube useduze Mondli ngabe ngikuthengela unemenaythi mfana usuwubusisile umoya wami ngalensizwa ewuuuuuu ewuuuuu dankie baba ngyabonga kakhulu engathi koze kuse kuloKhisimuzi ngihamba ngalezingoma ngoze ngoshona esikhaleni eSabhuza ne radio cassette ngyoqomisa ngalezingoma kunentombi engiyimise kabi ngale.
ENquthu kwaGxobanyawo hheyi ngoba futhi uMgqumeni ngeke belokothe belunge abafana abancane😢😢😢
Cha kwakuyinkunzi lokhu okuwu Muhle Khuzwayo
Aww kodwa ngobhuti umuhle khuzwayo
Wayekhona impela uMgqumeni, phela le album Ayabafana bakaMahawukela bebesebonke, bebuye beyokhipha uBuhle Begubazi.
Izingoma ethi " kufanele ushade Thuli, yabhalwa uMgqumeni."