Размер видео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показать панель управления
Автовоспроизведение
Автоповтор
Uyena Inkosi yomaskandi❤Sakhula ebizwa kanjalo
Iqhawe langempela kuMasikandi 😊
Siyabonga ukusilethela ubaba.bengihlala naye e mzimhlophe hostel aphile nj ubaba
Siyabonga nkunzi yembongolo ayibekwa kubo kaKhoza 🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌
Uyinkosi kanjani ungakwazi ukushaya isginci? Ushayelwa abanye no intambo ayidonswe uwe phambili bekulandele abacula nawe noma uvakashele emsakazweni uphathe isginci sakho umsakazi uma ethi ake widonse mfoka bani intambo 🥺 widonse ngempela 🤞 kukhale abalaleli
Inkosi kamaskandi kwakungu Mgqumeni, ngephimbo, isiginxi,abanye babe bambele yena ❤❤🤣
Ngingaba yini ngaphandle kwekhehla inkawu emthini Irene
Siyabonga ngeNkunzi yembongolo.wapheka uHhashi noBhekimuzi Luthuli onenkinga abuse Mina uMfazomnyama ufike izolo emculweni
Yebo ufike izolo uMfazomnyama, wafika waba inkinga kakhulu, wayephiwe ngokwadlulele
Ngisho Induna yezinsizwa isuke iphethe ihawu phambi kwezinsizwa.Isuke ingahambi ishwiba izandla🤞🤞🤞
Inselelo🔥🔥🔥Eyam lenduku🔥🔥
Siyabonga mkhulu ngenxelo yakho ❤❤
Mtomdala inkosi iyazalwa aybekwa,and uqinisile ngeke ube nkosi ungakwaz kshaya isgigxi,
Yoooo kwakushubile kudala
Izinduna zenkunzi yembongolo zonke lezi ezizibiza ngamakhosi kamaskandi
Ngakhumbula icwecwe lika Thwalofu elithi “Ngayinikwa ubaba wami lenduku “
Ngiyayifuna lengoma❤
Hhayi awukwazi uku interview umuntu
Uqinisile uThwalofu uyinkosi kanjani ungakwazi ukushaya isginci ngoba naye wagcotshwa waba yinkosi yomaskandi ngoba ekwazi ukushaya isginci futhi eyidonsa ngempela intambo.
Yiyo inkunzi yembongolo eyangifaka kumaskandi ngo 1982
“Ngiyabhala,uyacisha,ngiyakwembesa,uyazembula!Umuntu onjani ke lona.”Esakhula ngazo ke lezi madoda!Kodwa bakithi ngaze ngajabula ukubona iNkabi Yembongolo ayibekwa kubo kwa Khoza. Kodwa akekho nje ongase asisize ayiqophise noma okokugcina nje inkosi kamaskandi,ngoba ngayigcina kudala nakhona ivuka ngemva kwesikhashana,ethi “Inhliziyo Yomuntu,Idla Ekhuthandayo!”
Asethembe isazoke idedele inkab' endala💥
Aw aw aw Nkunz yembongolo iyaphuz'ukufa njahanjane yamantombazane awazal ukba zinkomo zyasengwa ngabe akumasi ziphihli...
Iwesheweshe lekhehla
BAWUBULELE UMCULOKAMASKANDI KAD NGASHO
Inkunzi yeMbongolo siyabonga qhawe igalelo lakho usisebenzele isizwe sase-SA indimeni kamaskamindi.....
Ngangambeka kanjani engakwazi ukushaya isginci Kanti kwakwenziwani vele
Umfazi omnyama uyena muntu okwakumele abizwe ngenkos kamaskand
Babengabangani no Mfana zalwa inyang
Ubencela ku Thwalofu ngentambo nje owokuqala ukushaya 12 wezintambo kwaqala ku Twelve
Wafika kuqala uThwalofu wabongelwa kanjalo. Izibongo zomunye azithathwa womunye
Injahanjahane inkunzi yembongolo ayibekwa kubo kaKhoza
Inkosi Kamaskandi inkunzi Yembongolo
Ngiyabonga mfowam muhle umsebenzi owenzile ngiyikhonze kabi inkunzi yembongolo umfoka Khoza bengingathanda ukwazi ukuthi yena no Sgwebo bahlobene yini ngoba ngo khoza bonke futhi uSgwebo wayeligidangoma lakhe
Yebo bahlobene uSgwebo Sentambo uthi Malume kuyo Inkunzi yembongolo💪
Usgwebo Umshana kaThwalofu
Mbulazi Kwa Khoza kuzwala amaqhawr ne hhashi lizalwa khona
@@ubukaonline9733 ngiyabonga Mqungebe bengingazi nkunzi
Awu madoda uMncwab'uhlehlile..
Inkunzi yembongolo aybekwa. Khuphuka lapho mfoka Khoza. Hayi labafana asebebulele umculo ngenza yomona
Hau Njahane lapha eZim sit mhlaumbe awusekh bususilahlekele umzila sijabula ukukubona
Inkunzi yembongolo siyabonga baba
Isikhindi sokuphepha🤣🤣🤣💪🙌
🤣🤣🤣
YAZ LENTO KAMASKANDI IBHLUNGU NGOBA KUDLIWA AMANDLA ABACULI ABADALA KUNALOKHO KUDUMA ONGIZWE AMABHIMBI BEKHONA ABACULI BANYATHELWA NGENYAWO
Mfethu la umaskandi isemasimbeni kuvele kudume izinto ezngazi lutho minanje angsawthandi
uthi kunezingoma ezihlambalazayo umuntu owayecula ingoma ethi uyangbhebha uyanghlukumeza
Kodwa jikile ngyabuza nhliziyo ngaki uthando nonke abantu ngisho ngoba nam sungijikele hau madoda 🤣🤣🤣🤣🤣
Weeee Baba sicela ilbum leya ethi Inhliziyo internet
Hawu wajika madoda angithi wamnika Gcwensa isihlalo
Niyinduna nizwile useshilo umkhulu nizwile awbi inkoc ungazishayeli niyeva🤣🤣🤣🤣🤣
🤣🤣🤣🤣
Njahha njahane
Niyaqhatha nina
Umfowethu obuza lembuzo kubaba uThwalofu manje sebuye wajika wafana naye futhi
Kodwa lomsindo uyaphazamisa
Kanti usasekhona uthwalofu
Usekhona usayibambileeeeee
Nami ngyethuka mfwethu
Othi thwalofu ungathi mkhulu umaskand loyo
Alphilile kodwa kahle ikhehla madoda
Awu suka madoda
Angani waynika indidane
Engan uyasho ukithi wengeke eybeke ubukhosi ingakwazi ukudlala intambo, babelungisa isimo esithize nje.
Yayngaba kanjn inkosi yomaskandi Ivondwe kukhona oMfaz'ommyama...... looool uMtshengseni wayekhohlisa abantu ethi wabekwa ebuze umgqumeni ukuth wabekwa ubani wena ungakwazi nokudlala intambo🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Inkosi kwakuwu phuzushukela ngama 70s wabeka uthwalofu. Uthwalofu wabeka umtshengiseni. Kodwa usethi wamubeka ngoba belungisa isimo esithile.
UMfazomnyama owayizolo, wafika vele oThwalofu bengamakhosi.
Uyena impela INkosi yomaskandi uThwalofu namanketshane.Ngikhumbula 1982 ethi Ayilina wami. UMetshisi nezinye.
Lol ay niyangilapha kwiVondwe.... pho uMtshengseni nangu esho uThwalofu ukuth wayengamubeka kanjan engakwazi ukudlala isginci... webabo kahlen madoda kukhona umfoka Maqhawe
Awu kodwa ihambumbile iminyaka kodwa bakithi
Batshele njahha njahane, ngazi ubaba wakhe waye liphoyisa lenkosi yakwa Biyela waye bhinca ibheshu ephatha ispoon sakhe no bheseni wakhe
Iyona ke INkosi yomaskandi le.
Uyena Inkosi yomaskandi❤
Sakhula ebizwa kanjalo
Iqhawe langempela kuMasikandi 😊
Siyabonga ukusilethela ubaba.bengihlala naye e mzimhlophe hostel aphile nj ubaba
Siyabonga nkunzi yembongolo ayibekwa kubo kaKhoza 🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌
Uyinkosi kanjani ungakwazi ukushaya isginci? Ushayelwa abanye no intambo ayidonswe uwe phambili bekulandele abacula nawe noma uvakashele emsakazweni uphathe isginci sakho umsakazi uma ethi ake widonse mfoka bani intambo 🥺 widonse ngempela 🤞 kukhale abalaleli
Inkosi kamaskandi kwakungu Mgqumeni, ngephimbo, isiginxi,abanye babe bambele yena ❤❤🤣
Ngingaba yini ngaphandle kwekhehla inkawu emthini Irene
Siyabonga ngeNkunzi yembongolo.wapheka uHhashi noBhekimuzi Luthuli onenkinga abuse Mina uMfazomnyama ufike izolo emculweni
Yebo ufike izolo uMfazomnyama, wafika waba inkinga kakhulu, wayephiwe ngokwadlulele
Ngisho Induna yezinsizwa isuke iphethe ihawu phambi kwezinsizwa.Isuke ingahambi ishwiba izandla🤞🤞🤞
Inselelo🔥🔥🔥
Eyam lenduku🔥🔥
Siyabonga mkhulu ngenxelo yakho ❤❤
Mtomdala inkosi iyazalwa aybekwa,and uqinisile ngeke ube nkosi ungakwaz kshaya isgigxi,
Yoooo kwakushubile kudala
Izinduna zenkunzi yembongolo zonke lezi ezizibiza ngamakhosi kamaskandi
Ngakhumbula icwecwe lika Thwalofu elithi “Ngayinikwa ubaba wami lenduku “
Ngiyayifuna lengoma❤
Hhayi awukwazi uku interview umuntu
Uqinisile uThwalofu uyinkosi kanjani ungakwazi ukushaya isginci ngoba naye wagcotshwa waba yinkosi yomaskandi ngoba ekwazi ukushaya isginci futhi eyidonsa ngempela intambo.
Yiyo inkunzi yembongolo eyangifaka kumaskandi ngo 1982
“Ngiyabhala,uyacisha,ngiyakwembesa,uyazembula!Umuntu onjani ke lona.”
Esakhula ngazo ke lezi madoda!
Kodwa bakithi ngaze ngajabula ukubona iNkabi Yembongolo ayibekwa kubo kwa Khoza. Kodwa akekho nje ongase asisize ayiqophise noma okokugcina nje inkosi kamaskandi,ngoba ngayigcina kudala nakhona ivuka ngemva kwesikhashana,ethi “Inhliziyo Yomuntu,Idla Ekhuthandayo!”
Asethembe isazoke idedele inkab' endala💥
Aw aw aw Nkunz yembongolo iyaphuz'ukufa njahanjane yamantombazane awazal ukba zinkomo zyasengwa ngabe akumasi ziphihli...
Iwesheweshe lekhehla
BAWUBULELE UMCULOKAMASKANDI KAD NGASHO
Inkunzi yeMbongolo siyabonga qhawe igalelo lakho usisebenzele isizwe sase-SA indimeni kamaskamindi.....
Ngangambeka kanjani engakwazi ukushaya isginci Kanti kwakwenziwani vele
Umfazi omnyama uyena muntu okwakumele abizwe ngenkos kamaskand
Babengabangani no Mfana zalwa inyang
Ubencela ku Thwalofu ngentambo nje owokuqala ukushaya 12 wezintambo kwaqala ku Twelve
Wafika kuqala uThwalofu wabongelwa kanjalo. Izibongo zomunye azithathwa womunye
Injahanjahane inkunzi yembongolo ayibekwa kubo kaKhoza
Inkosi Kamaskandi inkunzi Yembongolo
Ngiyabonga mfowam muhle umsebenzi owenzile ngiyikhonze kabi inkunzi yembongolo umfoka Khoza bengingathanda ukwazi ukuthi yena no Sgwebo bahlobene yini ngoba ngo khoza bonke futhi uSgwebo wayeligidangoma lakhe
Yebo bahlobene uSgwebo Sentambo uthi Malume kuyo Inkunzi yembongolo💪
Usgwebo Umshana kaThwalofu
Mbulazi Kwa Khoza kuzwala amaqhawr ne hhashi lizalwa khona
@@ubukaonline9733 ngiyabonga Mqungebe bengingazi nkunzi
Awu madoda uMncwab'uhlehlile..
Inkunzi yembongolo aybekwa. Khuphuka lapho mfoka Khoza. Hayi labafana asebebulele umculo ngenza yomona
Hau Njahane lapha eZim sit mhlaumbe awusekh bususilahlekele umzila sijabula ukukubona
Inkunzi yembongolo siyabonga baba
Isikhindi sokuphepha🤣🤣🤣💪🙌
🤣🤣🤣
YAZ LENTO KAMASKANDI IBHLUNGU NGOBA KUDLIWA AMANDLA ABACULI ABADALA KUNALOKHO KUDUMA ONGIZWE AMABHIMBI BEKHONA ABACULI BANYATHELWA NGENYAWO
Mfethu la umaskandi isemasimbeni kuvele kudume izinto ezngazi lutho minanje angsawthandi
uthi kunezingoma ezihlambalazayo umuntu owayecula ingoma ethi uyangbhebha uyanghlukumeza
Kodwa jikile ngyabuza nhliziyo ngaki uthando nonke abantu ngisho ngoba nam sungijikele hau madoda 🤣🤣🤣🤣🤣
Weeee Baba sicela ilbum leya ethi Inhliziyo internet
Hawu wajika madoda angithi wamnika Gcwensa isihlalo
Niyinduna nizwile useshilo umkhulu nizwile awbi inkoc ungazishayeli niyeva🤣🤣🤣🤣🤣
🤣🤣🤣🤣
Njahha njahane
Niyaqhatha nina
Umfowethu obuza lembuzo kubaba uThwalofu manje sebuye wajika wafana naye futhi
Kodwa lomsindo uyaphazamisa
Kanti usasekhona uthwalofu
Usekhona usayibambileeeeee
Nami ngyethuka mfwethu
Othi thwalofu ungathi mkhulu umaskand loyo
Alphilile kodwa kahle ikhehla madoda
Awu suka madoda
Angani waynika indidane
Engan uyasho ukithi wengeke eybeke ubukhosi ingakwazi ukudlala intambo, babelungisa isimo esithize nje.
Yayngaba kanjn inkosi yomaskandi Ivondwe kukhona oMfaz'ommyama...... looool uMtshengseni wayekhohlisa abantu ethi wabekwa ebuze umgqumeni ukuth wabekwa ubani wena ungakwazi nokudlala intambo🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Inkosi kwakuwu phuzushukela ngama 70s wabeka uthwalofu. Uthwalofu wabeka umtshengiseni. Kodwa usethi wamubeka ngoba belungisa isimo esithile.
UMfazomnyama owayizolo, wafika vele oThwalofu bengamakhosi.
Uyena impela INkosi yomaskandi uThwalofu namanketshane.
Ngikhumbula 1982 ethi Ayilina wami. UMetshisi nezinye.