UGOGO UKHALA NGESIHLUKU KUBULAWA UNDODAKAZI WAKHE

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 29 янв 2025

Комментарии • 200

  • @feliciamtyingizane5666
    @feliciamtyingizane5666 День назад +39

    I love this guy intlonipho yakho bhuti izokusa kude empilweni indlela ophatha Ngayo abantu kuhlelo lwakho Mduduzi u Thixo akugcine akulondoloze Fana usaya kude empilweni ngentlonipho ne

    • @ZimkhithaNkantshu
      @ZimkhithaNkantshu День назад +2

      So true ❤ lobhuti une welcoming nje eyehlukile

    • @sbothusi
      @sbothusi 18 часов назад

      Ayh nami ngyamthanda uMduduzi indlela ahlonipha ngayo uyamazi umuntu syabonga khehla qhubeka nenhlonipho onayo kubantu

    • @gugugumbi7413
      @gugugumbi7413 16 часов назад

      100% Respect.

  • @NtombiMadlala-pe7eg
    @NtombiMadlala-pe7eg День назад +39

    Indaba isekhaya umyeni wakhe wambulala futhi umndeni uyazi amaphoyisa awenze mthetho phephisa salukazi 😭😭💔💔kwaze kwabuhlungu wabulawela imali zakhe

    • @MonicaNtuli-i1q
      @MonicaNtuli-i1q День назад +2

      Vele😭😭😭

    • @DuduzileZwane-i4q
      @DuduzileZwane-i4q День назад +3

      Umyeni ngazut kukuhulu akwaziyo engat ningabutola ubulungiswa 💔

    • @BusisiweMabaso-u1r
      @BusisiweMabaso-u1r День назад +2

      Lena esobala njenge zinqa zesele umkhwenyana wakhe owambula noma wathenga umuntu wambulala kwaphela kodwake okusalayo igazi lomuntu liyakhuluma aphephise ugogo 😢kodwa ngke kugcine umbulali ukhuleke ugogo ukhulume nengane yakho ukhulume engathi uyayibona ukuthi ayiveze umbulali ufuna abonwe izwe lonke sokukhulekisa uNklunklu nethongo alihlulwa yilutho kodwa umuzi wakho akanayo imvumo yokudayisa naye uyakwazi lokho ngabe uyakuqola kufanele uzame ukuwushintsha ubize wena

  • @yvonnemdaka3125
    @yvonnemdaka3125 День назад +30

    Gogo , I'm so sorry for your loss, 😭 don't worry karma doesn't forget neither miss the adress, our God in heaven will fight for you 🙏🙏🙏

  • @skheshetrailersptyltd
    @skheshetrailersptyltd День назад +26

    Kucacile ukuba indodakazi ka gogo yabulawa ngenxa yezimali zamafa nama policy

    • @paulmoyo3641
      @paulmoyo3641 День назад +1

      Baphinde bathwala ngaye

    • @GabyZulu-vs8st
      @GabyZulu-vs8st День назад +1

      kucacile indaba inemali la nangu esefuna indlu kagogo

  • @KholekaBhengu-ue7ru
    @KholekaBhengu-ue7ru День назад +17

    Hayike kodwa umyeni kamufi nomama wakhe bazi Kahle ukuth kwenzakalani ngokshona kuka mufi

  • @shortieyende3748
    @shortieyende3748 День назад +13

    Kunzima kakhulu nami ngahanjwelwa yi indodakazi yami ngo 1998 angazi washona kanjani kubuhlungu 😭😭😭 angixoli ukuze kube manje 💔💔💔💔umfana wami yena washona 1992 kunzima bakwethu 😭😭😭😭

    • @JabuMahlalela-b2w
      @JabuMahlalela-b2w День назад +1

      Colella Loko kutawenta kutsi wena ube nenhcubekela phambilli.khumbula kutsi nkulunkulu usebenta ngenhlitiyo .Uma atoyikhandza ubuhlungu inemagcubu uyedlula.kubambeleka wena.

    • @queeniekhosifulafula3198
      @queeniekhosifulafula3198 День назад

      😭😭😭💔💔

    • @VickiiceLikeNikki
      @VickiiceLikeNikki День назад +3

      The husband is the one who knows what happened

    • @KholekaBhengu-ue7ru
      @KholekaBhengu-ue7ru День назад +2

      Exactly ​@@VickiiceLikeNikki

    • @Sunshine.1835
      @Sunshine.1835 День назад +4

      Hugs and love to you. UJehovah uzokuphendulela one day.🫂🫂🫂❤❤❤

  • @NonhlanhlaNhlah-o5b
    @NonhlanhlaNhlah-o5b День назад +25

    Umshado ungihlulile ngisamusha ngyabonga nkosi kushuth wabona ukuth ngyongena egiben. Ngyamusola umkhwenyana kodwa kulento.

  • @bussiebussie1513
    @bussiebussie1513 День назад +8

    Igazi lomuntu liyakhuluma
    Gogo uzoythola I closure ntombendala kubuhlungu ngempela😭😭

  • @hazelvusi
    @hazelvusi 2 часа назад

    Ugogo uzobulawa I stress nkosi yami, umuzi nje belongs to mkhwenyana wakwakhe, and nje akukho closure azoyithola, if you believe in God , please pray Gogo

  • @NelisiweMkhize-uk7jx
    @NelisiweMkhize-uk7jx День назад +16

    Umuzi okagogo ngoba wayengakashadi umkhwenyana yena okwabo okwasemshadweni akahlangani nokwangaphandle komshado izgebengu lesi somkhwenyana wajaha amafa omfazi

    • @jenniferngobese9929
      @jenniferngobese9929 День назад +1

      Wayeseshadile, nakhu phela ebesezama ukushintsha ukuthi umuzi ubize uGogo.

    • @LulamaMagwaza
      @LulamaMagwaza День назад

      ​@@jenniferngobese9929qala phansi ulalele ngasekqaleni mese uyabuya

    • @princeroyal7136
      @princeroyal7136 День назад

      Nop wengakashadi wesabiza isibongo sasekhaya kubo​@@jenniferngobese9929

    • @BuhleLillybae
      @BuhleLillybae День назад

      ​@@jenniferngobese9929listening is a skill

  • @thabilemkhize2585
    @thabilemkhize2585 День назад +19

    Ngiyabuzwa ubuhlungu buka mama😢😢😢😢ndodakazi I wish lapho ulele khona uziphendulele ngelinye ilanga.

  • @busisiwemkhize7390
    @busisiwemkhize7390 День назад +13

    Kubukeka ngathi umkhuba usekhaya noma bungekho ubufakazi, akuke kuseshwe kugxilwe ekhaya.

  • @ZendileNtuli
    @ZendileNtuli 7 часов назад

    Kwaze kwabuhlungu gogo 💔 uNkulunkulu womusa akupholise🙏lempi akuyona eyakho, ingekaJehova.

  • @mandlamncwabe3030
    @mandlamncwabe3030 День назад +9

    Ingalo yomthetho mayingaxoxa kahle nomkhwenyana kukhona abangakuthola yizwa ngami

    • @paulmoyo3641
      @paulmoyo3641 День назад +2

      Abothetho bathuli nje ngoba bathengwa

  • @lindiweduma7230
    @lindiweduma7230 День назад +5

    lobaba ufuna ifa likacc usefuna nokubakhipha endlini eyayithengwe bengakashadi aybo Jehova kunjani emhlabeni😢

  • @KhayelihleNxumalo-e3o
    @KhayelihleNxumalo-e3o День назад +4

    Yilwa cc uzokhulula umawakho ilwa cc lapho ukhona ilwa wabulawa wena ilwa cc uziphendulele

  • @lungilemchunu
    @lungilemchunu День назад +9

    Ubulungiswa mabenzeke ngokubulawa kwendodakazi kamama

  • @nonhlanhlazwane4342
    @nonhlanhlazwane4342 День назад +5

    Mmmm kwaze kwanzima yilomkhwenyana obulele ingane yakho gogo benomamezala bambulalele amafa akamshadanga ngobemthanda ngoba nakhu akasaqedile namalobolo kagogo lana kunokusa nje lomfana nomawakhe

  • @gugulethumkhize5593
    @gugulethumkhize5593 День назад +3

    I wouldn't be surprised that the poor woman was killed for a life insurance plus the monies she was going to get as a teacher. Gogo must definitely find closure and the killer must be found. SA police are useless and corrupt. My condolences to you Gogo and your family 😢😢😢

  • @tenelenondumiso
    @tenelenondumiso День назад +7

    Umkhwenyana is the accused here,,,,futhi nje uyena owambulala

  • @TininiKhoza-cn4tn
    @TininiKhoza-cn4tn День назад +3

    Umkhuba usekhaya ...umkwenyana uyazi kwenzakalani n ngisola yena🤞🏼

  • @TholakeleCikwayo
    @TholakeleCikwayo День назад +3

    Cha shym weshade isigebengu lo sis, amaphoyisa ahlulwa nayi case e obvious kuleminyaka nx!!💔🚮🤦🏾‍♀️

  • @MayMorare
    @MayMorare День назад +1

    Ncese gogo umuntu obezokwazisa ngokushona komntana wakho uWendy weMoja love 157

  • @BusiMthethwa-x7j
    @BusiMthethwa-x7j День назад +2

    Ayiboshwe lendoda yayazi lento no nina wayo ngcolile akaphephe pls gogo aze thole bulungiswa

  • @ntombizethumiya5866
    @ntombizethumiya5866 День назад +2

    Phephisa mtomdala kwaze kwabuhlungu nkosi yami kodwa uNkulunkulu ukhona uzophendula gogo ngelinye ilanga 💔❤️

  • @MthkozisiDladla
    @MthkozisiDladla День назад +5

    Umkhuba usemzini lapho ashadele khona. Umuntu efanele ayophenywa umkhwwnyana kubhekwe nama cell phone kukhona okoqamuka

  • @NomveloKubone
    @NomveloKubone 21 час назад +2

    Uyabheda lowomkhonyana vese intombazane mayisebenza iyaye yakhele abazali bayo umuzi nami ngokhuluma nje sihleli endlini eyakhiwa udadewethu kodwa yena usadlula emhlabeni sengichaza ukuthi ukuba washada ngabe umyeni wakhe uzosiphuca umuzi okusha ke nje lokho lilonke ke kushuthi umuntu mayeseshadile kade ayenze izinto kubo engakashadi sekfanele mayeshonela emzini umkhonyana sekfanele azosiphuca bhuti Mdu ilungiseni lento yalogogo ngoba kshuthi lemhlabeni kuzodlalwa injeje ngoba lomyeni ndini uyadakwa lento ayishoyo

  • @ThandiweAnna_clettaThusi
    @ThandiweAnna_clettaThusi День назад +3

    Endaweni yesgameko akasekho nowezwa nje kuthi nowabona kuthi kwenzakalani ngaleyomini nje ?lomkhwenyana akaphumele obala ngoba uyazi

    • @NomfundoManqele
      @NomfundoManqele День назад

      Yeyyy....yalala ingane yabantu silently akuzwakalanga msindo

  • @ThandazileMayendisa
    @ThandazileMayendisa День назад +1

    Ib’hlungu lendaba kodwa ngibona ukthi mama wena lungisa indaba yomuzi wakho ozodliwa lekamufi khala kuJehova uzoknika impendulo ntombi😢

  • @Xoliemarwanqana-eo7nv
    @Xoliemarwanqana-eo7nv День назад +3

    Yingako sisha kangaka lilanga ubusuku nemini into esenzana zona kulomhlaba zinzima kakhulu nonkulunkulu ukhathele yithi 😢lomndeni ingathi ungaluthola usizo ibuhlungu lento

  • @fikilemagwaza6231
    @fikilemagwaza6231 День назад +2

    Thuleleni ngicela nimsize lomama. Ngoba ayakwenza amadoda mangabe esefuna ukushada omnye umfazi. Ngicela niyilandele Le kaiser yalendodakazi ka gogo

  • @zwelithinidlamini9913
    @zwelithinidlamini9913 День назад +1

    Mfoka Shamase pls zama ukutholela ugogo i protection akaphephile

  • @PreciousNelisiweMthethwa
    @PreciousNelisiweMthethwa 14 часов назад

    Umuntu ungunkulunkulu....❤❤❤....

  • @bongiweAngel-n9j
    @bongiweAngel-n9j День назад +3

    umkhwenyana uyazi.. umama kamkhwenyana ufihla ihlazo lendodan yakhe.. phephisa gogo unkulunkulu uzokusiza

  • @queeniekhosifulafula3198
    @queeniekhosifulafula3198 День назад +4

    Yhoooo xolo gogo😭😭😭💔💔💔💔🙏🏾🙏🏾🙏🏾🙏🏾

  • @Fikile-b7u
    @Fikile-b7u День назад +2

    Phephisa gogo umndeni uyazi kuth kwenzakalani kundodakazi akuzona izigebengu kusho umyeni uyazi umbese wase ewunikwa ubani ekade engawuphethe ubani owamnika emhlabeni😊

  • @mashobane6177
    @mashobane6177 День назад +2

    Awu umntomdala nkosiyami , wabuthwala ubunzima. Yabona lento yokubulala omunye umuntu, usuke uzwisa abakubo ubuhlungu ,more than ubuhlungu obuziwa ilo osuke umbulala. Nkosi yami inzima lento. UJehova akangenelele.

  • @AyandaBushula-k9g
    @AyandaBushula-k9g День назад +4

    Ugogo makatshintshe umuzi esaphila kuba washona lomfana uzozikhipha ingane

  • @nokkieistood9053
    @nokkieistood9053 День назад +1

    Ncese mama, akukho okusebumnyameni ukungeyukuvela. Uzovela umbulali ajeze futhi!

  • @thembiencube-s2u
    @thembiencube-s2u День назад +2

    Kavuke azilwele vuka sisi ulwe uzipindisele 😢😢😢😢

  • @khanyicele3688
    @khanyicele3688 19 часов назад +1

    Kwaze kwabuhlungu😢. Engathi lingavela iqiniso.

  • @ZandileNgcobo-u9z
    @ZandileNgcobo-u9z День назад +3

    Yiyo nje lendoda eyabulala umfaz wayo akekho umuntu ongazgwaza 3 wamanxeba 😢

  • @SibahleMhlongo-ne2if
    @SibahleMhlongo-ne2if 16 часов назад

    aaaa😢bakithi gogo ngathi ngabuthola bulungiswa ngondodakazi kodwa myeni uyalazi iqiniso

  • @PennuDlamini
    @PennuDlamini День назад +1

    wabulawa ngu lo wafuna indlu yakho gogo

  • @MviMthembu-h5i
    @MviMthembu-h5i День назад +2

    Kubuhlungu ngoba nami nginalenkinga

  • @MlondySabatha
    @MlondySabatha День назад +2

    Cela ningiphe i number kathuleleni

  • @NcamisileMtolo
    @NcamisileMtolo День назад +2

    Ngifisa usizakale we Mama kubuhlungu mina umfana wami bambulala 2020 January ebsuku elele afika maphoyisa ekseni athatha lokhu okusalayo mabedubula nalezi bhamu zabo ahamba nakho till now bathi abastholi lesbhamu esamdubula okuhkulu ke kunakho konke ngihleli kwi protection ngoba labantu kwathiwa wayingozi kahulu ngilokhu ngalinda namanje nglindile i justice

  • @ZamaKhumalo-y8b
    @ZamaKhumalo-y8b День назад

    😭😭😭 kwaze kwabuhlungu gogo ngomtanakho ngathi ungabuthola ubulungisa💔💔💔

  • @AnnastaciaBonke
    @AnnastaciaBonke 12 часов назад

    Maphoyisa. Niya baswisa. Abantu ubuhlungu kodwa kodwa 💔 Niyo liitheza ulune kungu. Ukubuhlungu mama yoooh imali. Mama. Wena Womfan. Uzokuzwa ubuhlungu NaweUngathokoza. Manje. Gerl. Kwafa igundane. Kwakho😭😭Izonetha I vula Enkulu

  • @annahmotsa7182
    @annahmotsa7182 День назад +1

    Kubuhlungu bhuti Thuleleni.. Msite bhuti atholubulungiswa...The husband killed your daughter Gogo.. Nkulunkulu wetfu utakudalulela lena nkinga. Aanye baphunyula ngoba bazinyanga ezibasitha ngomuthi..😂😂😂

  • @nqobilepreciousgumede6745
    @nqobilepreciousgumede6745 День назад +2

    Bakithi masuwumndeni ake sicabangele ingane esikhulisayo ukt zingaphansi kwasiphi isimo, siyeke nokcasha ngenkolo sikhohlakele 💔

  • @NomsaZulu-o9p
    @NomsaZulu-o9p День назад

    Bhdi Mdu looks exhausted and sleepy ..and ubukeka angathi iyamsinda le case ..Lord do justice

  • @NomondeNgubane
    @NomondeNgubane День назад +1

    Uyaz kodwa mkhwenyana kumele achaze 😢 ey ezwisa mtomdala ubuhlungu obunje

  • @Zinhle-mm6bj
    @Zinhle-mm6bj День назад +1

    Inkinga umuntu waqala wabulala umndeni kukhomba ukuthi usazoqhubeka😢lezingane aziphephile maybe usa calculator or usalinde ivuthwe eyazo😭

  • @emangcobo1489
    @emangcobo1489 16 часов назад

    Kodwa ngoba indodakazi yafa ingalungisile ugogo akasela lungelo lendlu ngoba ubufakazi abukho yebo indodakazi ingabe yabulawa kodwa ubufakazi ma bungekho angiboni isikhalo sikagogo siphumelela and umbuzo uthi bashade wuphi umshado?

  • @ignatiamemela797
    @ignatiamemela797 День назад +1

    This is so painful the same happened to my till today no closure

  • @ThokoNkomazana
    @ThokoNkomazana День назад +3

    This is so sad people are evil 😈

  • @mlindithewatchman2274
    @mlindithewatchman2274 День назад

    Igazi lomuntu liyakhuluma.
    Noma angazama ukuzenza isihlakaniphi lomkhwenyana, kodwa ngelinye uzoyikhuluma into ayenza kundodakazi kagogo.
    UMdali uyibonile futhi uyizwile nendaba yakho gogo,uzozesula izinyembezi, akupholise namanxeba.
    Ekugcineni uzokunika izimpendulo nobulungiswa obufanele ngalesimo somntanakho.

  • @harrietndlovu6531
    @harrietndlovu6531 День назад +1

    Mama thandaza uthule

  • @ManingiMolefe
    @ManingiMolefe День назад

    😭😭😭mmmm kodwa ngithi one day is one day....ncese mawami😢

  • @ZinhleNdlovu-c2e
    @ZinhleNdlovu-c2e День назад

    Yooh😢😢😢 ngaze ngamzwela uGogo kulezinhlungu

  • @JabulileGama-l7d
    @JabulileGama-l7d День назад +1

    Igazi lomuntu liyakhuluma bangakhohlwa

  • @zinhlemadlala2638
    @zinhlemadlala2638 5 часов назад

    Kwabuhlungu woo but igazi lomuntu liyakhuluma😅

  • @Sisemihle
    @Sisemihle День назад

    Baze banonya umkhwenyana nomamezala💔💔💔😢😢phephisa gogo

  • @LindiweMagubane-o8b
    @LindiweMagubane-o8b Час назад

    Yooooh NKOSI YAM

  • @nontobekomkhize6011
    @nontobekomkhize6011 День назад

    Gogo ngiyazwelana nawe kakhulu kodwa kukhona la kusala kona.uma izingane zingezwanga gxabano kubazali noma Mama ekhala uma ugwazwa Fuze kuba uya Menezes.. izingane zona zithini mnto mdala?

  • @thabisamvunyiswa7232
    @thabisamvunyiswa7232 День назад +1

    Undodakazi kaGogo wabulawa emzini ngenxa yoba befuna izimali zakhe zokufundisa including nomuzi lo wakhelwa uGogo nokunye ke okungamafa esingakwazi, iqiniso nje lilapho landoda nomamezala mabachaze kabanzi uba bambulalelani umntanabantu. Ningangibophi Nam ngiphawula ngokuzwa story sikagogo

  • @DumsileSmangele-c5w
    @DumsileSmangele-c5w День назад +1

    Igazi lomuntu liyakhuluma ngelinye ilanga iqiniso liyovela

  • @musamkhize9328
    @musamkhize9328 День назад

    Painful 😢😢😢story but her husband he is the one.

  • @beautymawela6985
    @beautymawela6985 День назад

    Nkosiyami buphi bulungiswa e South Africa umtsetfo awudlale indzima yayo ngoba kuyacaca kutsi umkhwenyana no nina bayati kutsi yini eyabulala makoti 😢

  • @ThamiMtambo
    @ThamiMtambo День назад

    Izukayikeyi le,ugogo engalwela ukuthi kube khona ubulungiswa ngendodakazi okwezimali akangene

  • @NtombizodwaNkomo-gg2vn
    @NtombizodwaNkomo-gg2vn День назад +1

    Umkhwenyana nguye owabulala umkakhe

  • @ntombifuthishezi5077
    @ntombifuthishezi5077 День назад

    Askies gogo umkhuba usekhaya wafela izimali zakhe icace bha MHPSRIEP 💔💔💔🤞🏼🤞🏼🤞🏼policies 50 percent

  • @SusanSishi
    @SusanSishi День назад +1

    😭😭kwazekwabuhlungu

  • @ExcitedBirchForest-zd5cr
    @ExcitedBirchForest-zd5cr День назад +1

    Gogo loku kubuhlungu xola.but kee ingaphakathi Lami litho vele lento uyenze ngenhloso.ukusukela emshada.inhloso vele bekuhindaba yefa noma Yamabhenefithi.bekumele inxenye yaleyo Mali bekumele ayibekele abantwana uhafu

  • @HloiMollo
    @HloiMollo День назад +1

    This is so heartbreaking stru

  • @NtobekoBiyela-m5e
    @NtobekoBiyela-m5e День назад +1

    Umgulukudu umkhonyana

  • @MakhosazaneKoloane
    @MakhosazaneKoloane День назад

    Wayeseshadile gogo asikho isidingo ukuthi khwenyana aloke ekutshela konke

  • @NtombikayiseNtanzi
    @NtombikayiseNtanzi День назад +2

    Mmmh nkosyam phephisa mbokodo kubhlungu gogo

  • @nomusabuthelezi759
    @nomusabuthelezi759 День назад

    Phephisa mama khona uJehova

  • @BrigetteKhumalo
    @BrigetteKhumalo День назад

    Buningi ubugebengu lamnyango mama nginethemba uzosizakala

  • @HlengiweMabuza-s3x
    @HlengiweMabuza-s3x День назад

    Ccy buya uziphendulele bakithi kubuhlungu lento eyenzekile 💔💔💔😭😭😭

  • @AnnastaciaBonke
    @AnnastaciaBonke 12 часов назад

    Yanee kunzima bofowethu 💔💔😭😭

  • @lindiweduma7230
    @lindiweduma7230 День назад +1

    yho kubuhlungu yazi uzale ingane uzikhulisele yona uyifundise kanzima ..kufike inja iyibulale ithathe nemali yengane yakho

  • @nompumelelozwane6883
    @nompumelelozwane6883 День назад

    Hawu ngaphoxeka ngo Bhelesi 😔😔😔

  • @AsandaMkhovane-ip5zv
    @AsandaMkhovane-ip5zv День назад

    Umyen uyayaz yonke lento , makuhlalwe kuye ngemibuzo😢

  • @businzama6939
    @businzama6939 День назад +1

    Umyeni wazi konke why engatholakali ukuziphendulela

  • @CelimpiloMlipha
    @CelimpiloMlipha День назад

    Ai lunzima lubhlungu naludaba😭😭

  • @TinaMlambo
    @TinaMlambo День назад

    Igazi lmuntu liyozikhulumela gogo.yekelela kuNkulunkulu.ababulele abantu angeke bakuthole ukuphumula.

  • @ThokozaniEZitha
    @ThokozaniEZitha День назад +2

    Siza Nkosi

  • @nqobilemkhwanazi3610
    @nqobilemkhwanazi3610 День назад

    Izimali ziphumakanjani umakungaka tholakali imbangela yokufa komufi?

  • @ZaneleNobuhle-cl8ll
    @ZaneleNobuhle-cl8ll День назад

    Umkhwenyana wakwakho uyena owabulala ingane yakho ehlangene noninazala isizathu babefuna izimali zakhe full stop. Mina indlela engibona ngayo leyo

  • @harrietndlovu6531
    @harrietndlovu6531 День назад

    Karma knows everyone s address address, God said He will make our oppressors eat their own flesh ,they will drink their own blood so that we will know that he is our God , our seviour our redeema the God of Jacob , let it be Amen

  • @SbabaloShezi
    @SbabaloShezi День назад

    😢😢mmh kwaze kwabuhlungu

  • @ThandekawinniefredaZondi-cj1ke
    @ThandekawinniefredaZondi-cj1ke День назад

    Ngyazwelana nawe gogo thixo ngathi angaba nwe uyithole clousure...koda mkhwenyana uyazi kt kwenzekan😢

  • @paulmoyo3641
    @paulmoyo3641 День назад

    Umkhwenyana nonina bathwala ngaye babuye badiza amapoyisa.💔🙆

  • @wendytshabalala8050
    @wendytshabalala8050 День назад

    Kwaze kwabuhlungu mama. Isilonda esingapheli lesi.

  • @BongiweDlamini-kq4pw
    @BongiweDlamini-kq4pw День назад

    Mama phephisa undodakazi akaphenduke ethuneni aziphendulele lithi izwi thula uJehova uzoyidlala indima yakhe uzonilwela shame

  • @celinenkosi349
    @celinenkosi349 День назад

    Wayekuphi umyeni ngesikhathi eshona

  • @tholakelephungula5695
    @tholakelephungula5695 День назад +1

    Askies Gogo 💔