Ukhozi FM TV: Mbuso Khoza

Поделиться
HTML-код
  • Опубликовано: 1 ноя 2023
  • Ukhozi FM TV lubenengxoxo eyingqayizivele nomculi owenza uhlobo lomculo okuthiwa AmaHubo uMnu Mbuso Khoza. UMbuso Khoza ujwayele ukukhuluma ohlelweni #Jabulujule njalo ngoLwesihlanu ngaphansi kwengosi eyaziwa ngokuthi #IjaduLeAfrika. UNeliswa Cele uthole ithuba lokuba nengxoxo noMnu Mbuso Khoza.
    Kulengxoxo uMnu Mbuso usilandisa kabanzi ngohlobo lomculo alwenzayo kanye nokwenza kwakhe umculo enzela umabonakude. Kusiqephu usichazela kabanzi ukuthi kuhluke kanjani ukwenza umculo uwenzela umabonakude nomculo ojwayelekile.
    UMnu Mbuso Khoza uphinde wasithi fahla kancane ngohambo lwakhe lokuyo nandisa phesheya ngohlobo lomculo awenzayo, okuwumculo wesintu (AmaHubo).
    Thokozela emnandi inkulumo le noMnuMbuso Khoza ophinde asiculele nethimba lakhe iJadu le Afrika.
  • ВидеоклипыВидеоклипы

Комментарии • 27

  • @mzamonyaqela3915
    @mzamonyaqela3915 Месяц назад +4

    Sibonge kuKhozi fm naku Bana Mbuso Khoza. I came here after I watched the interview with Penuel

  • @sandilekhowane4986
    @sandilekhowane4986 5 месяцев назад +9

    This man must write a book series, it's unacceptable that guys like these don't write books. I understand he always refuse to be called a historian but that exactly what he is, a historian that doubles as a music genius.

  • @Melokuhle125
    @Melokuhle125 Месяц назад +3

    Lobaba im watching all his interviews now ..wow what a gift ufumbathisiwe ngempela

  • @HebrewIsraelite6737
    @HebrewIsraelite6737 4 месяца назад +7

    Mbuso Khoza is underrated, ulwazi onalo is incomparable

  • @abrahamrambuda5662
    @abrahamrambuda5662 5 месяцев назад +6

    Mina angiyena Umzulu kodwa lensizwa ngiyithanda kabi futhi nginga ilalela kuze kuse

  • @user-oz5wp3mf3u
    @user-oz5wp3mf3u 5 месяцев назад +3

    Ngaze ngajabula ukulalela umlandu okhuluma ngawo, babusisekile abahlala eceleni kwakho ochitha nabo isikhathi bazozuza lukhulu ngoba futhi awuncishani uzipha isikhathi sokufundisa uma umuntu ebuza # umvelinqangi namathonga bakubusise bakugcine , Asbonge

  • @sandilengwenya1470
    @sandilengwenya1470 5 месяцев назад +3

    He is a genius ❤

  • @mzamomhlongo855
    @mzamomhlongo855 6 месяцев назад +3

    Inkosi ikugcine babu Khoza kuningi okusemqondweni wako baba.

  • @qumbamaqumbana3341
    @qumbamaqumbana3341 7 месяцев назад +3

    Mmmmmmmmmm Mbuso khoza kuningi okuqukethe bhuti ❤❤❤

  • @user-fg3ue9vf3n
    @user-fg3ue9vf3n 5 месяцев назад +2

    Syaziqhenya ngawe mkhathini ngokungalahlekelwa ubuqhotho futhi ulundlulise nakithi siyintsha❤❤❤ uNyazi Lwezulu lukulonde sifunde nokunye

  • @londiwembanjwa7070
    @londiwembanjwa7070 6 месяцев назад +3

    UMthombo wolwazi❤❤❤bab'uKhoza is truly special

  • @waxxiedeesa8307
    @waxxiedeesa8307 Месяц назад

    I feel like mazibuye emasisweni is now. The young generation should watch more of these kind of shows. Siyabonga

  • @MakhosiKhuzwayo
    @MakhosiKhuzwayo Месяц назад

    Uyiqhawe Msuthu ,Mkhathini omkhulu. Sengathi ubungaphila forever. Wena wakithi, Khoza.

  • @menzishabangu2047
    @menzishabangu2047 4 месяца назад

    Ngithi bab'Khoza uyinto esithi ngeslungu encyclopaedia ❤

  • @sindiswahlela197
    @sindiswahlela197 5 месяцев назад +1

    what a gift❤Syabonga Baba

  • @sandilesz4660
    @sandilesz4660 5 месяцев назад +1

    We need more of these

  • @christinedhl2500
    @christinedhl2500 Месяц назад

    Thank you Baba. I’ve learned a lot from the knowledge u sharing with us.
    Plz give us more 😊❤

  • @S.P.H.E
    @S.P.H.E 2 месяца назад +1

    Sbonge 🙌🏾

  • @MakhosiKhuzwayo
    @MakhosiKhuzwayo Месяц назад

    Khula Mkhathini baningi asazokudinga

  • @lindanimazibuko2663
    @lindanimazibuko2663 5 месяцев назад +2

    🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏

  • @martinngubane6061
    @martinngubane6061 Месяц назад

    Baba wami ngiyabonga ngifunda lukhulu ngicela uma ufaka inombolo zakho ungasheshisi

  • @mluwakwashezi
    @mluwakwashezi 5 месяцев назад +1

    🙌🏽🙏

  • @sibusisondlovu6452
    @sibusisondlovu6452 Месяц назад

    Kumele akhuthazwe futhi alekelelwe nangezimali (even crowd funding) uMbuso Khoza ukubhala umlando nokwenza amaDocumentaries awuchungechunge. Ucebile ngolwazi lobaba, uyifagugu kithi thina maZulu

  • @njabulogiba664
    @njabulogiba664 Месяц назад

    MAGAYE EI

  • @nnkosi2489
    @nnkosi2489 5 месяцев назад

    sibonga umsebenzi omuhle kamkhathini phambili mlilo phambili u mR nkosi

  • @Azikhale_
    @Azikhale_ 4 месяца назад

    Hau Mbuso wayisho lento bengiphikisana nomanye ngokuthi uShaka wayekhanya ngebala emuhle futhi ngoba wayefana kakhulu noNandi nangebala. Abantu bezwa ngokulwa kwakhe bese becanga isdlamlilo samehlo abomvu esimnyama esithusayo 😂