XOLANI SXUBHO MKHIZE-BHEKUMUZI,UMGQUMENI,INDIDANE,GEARBOX,ABAFANA BAKA MOLO ETC..
HTML-код
- Опубликовано: 13 сен 2024
- IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
FACEBOOK: PERFECT TV SA
PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT
Tở Donate ukuze silande onke ama guest please faka noma malini kule
ACCOUNT CAPITEC: 1417913108
PHONE BUMBER : 0793946084
Ngicabanga ukuthi kuzofanele ukuveze loku bf ivideo iqale. Muhle umsebenzi 👏
Umbuzo wam uth pho wayengaculi ngan kumaqembu bakafana kaMolo uma uBhekimuzi Luthuli ayemithemba kakhul yena kuno Gearbox
Lendoda inamanga ingoma ethi nathula umfana engithela ngesqatha mkhuzeni ngomshaya kukhale oflende bakhe yayibheke kuLanga, ongayazi akayoyilalela, ingoma ethi iqiniso alikho umuntu oyaziyo ikhuluma ngentombi lomjita ufike amanga esewahlelile 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Siyabonga mfokaManqele
Ngokusilethela lensizwa, ngiyithandela ukuthi ihlonipha I qhawe lethu❤
😂😂😂 lomfo une anger
Cha noLinda uyadingeka kmele azikhulumele naye
Kakhulu 😂
😂😂😂Hhayi angiyithembi Le nkabi yazichoma kangaka😂😂is nt make sure
Ndicela usilandele uJaiva bhuti🙏🙏🙏
Lensizwa khona abakubangayo nogearbox sesebenzisa igama likamfokamolo nat sngabalandeli bakamfokamolo okunye besikubonq nje but not okukhulunywa umkhize
Umkhize onomona hhayi kuhambi kahle uma sumfaka umbuzo amalimu amqalile unamanga uqale kahle ekugcineni hhayi amanga😂😂😂
Syayibonga i perfect tv ngokuslandela amaqhawe ke sizwe ngo Mlando❤❤❤❤
Uxolani umnganami,iyangidida len yokuthi washo okubi ngoLinda.mina kwengikwaziyo wayemkhonze kakhulu uLinda,
Lendoda ithi u Bhekumuzi wayengalona ixoki futhi engahlebi, but yena kuningi akuvezayo okuyinhlebo
🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣ithi wathi ubhekumuzi u Gearbox kwakuyoba isigebengu ukuba akangenanga emculweni
Syabonga bhudi syawudinga impela umland kababa uMadlanduna 🤴. UyiCounselor impela slandele owokukhula kwakhe nokukhanda igama lakhe lomculo
Nami ngingajabula mangenza njalo ubhuti umanqele 🙏
Uzongi cost lowo uzodinga ngiye kwaMaphumulo stright
ixoki nje ngilibona liseza le kude
Ay lenkabi iyazincoma 😂😂😂,Yonke into nguwe uphambili 😂😂😂😂
😂😂😂 yey yazi amanga ayohlezi engamanga uwezwa ngisho uxoxelwa nge china ngakaze ufike khona.yabona umlando ka bhekmuzi angwazi kepha too much manga la yeka nge data lam ngyaqala ukbona indavndavu ye interview enje ku perfect tv weeee
Amanga odwa lawa😮😮😮😮
Kodwa bhuti wami noma sungathini ay mina wangakhela esinye isithombe ngawe uthuka lomfo uLinda ngyambona ke uGear box yize naye washiya ongalazi kuye siyazidinga impela izimpendulo kulokho
Ey unamanga nangu umuntu usekhohliwe ukuthi kuleDemo yakhe yaBafana BakaMolo Bangempela ethi Nwayi Nwayi wadelela uLindà "Mlungu" Shangase wathi "Awuthi ngshaye lokhu okumhlophe okufana nengulube iphaliwe" kodwa lana useyamncoma wee
Is not make sure.
😂 😂 😂 Usolan bafo
@@nduduzomthethwa lendoda nawe uyayizwa izele lana ukuzokhombisa abantu ukuthi yona ibi close kakhulu no Bhekumuzi 🤣🤣🤣ayixoxi nje iqiniso🤣
@@banzieinamanga asobala lendoda ayikaze icule kuno Bhekumuzi kodwa ekugcineni ithi yayifonelwa kuthiwa ayibuye 😅😅😅
WEMFOKA MANQELE SICELA USILANDELA INQINO YOMSAKAZO MFOKA GARAGE LEYFEBE.. LOBHUTI UZINCOMA YENA FUTH UGCWELE AMANGA NJEEE ODWA LOSIXHUBHO SENJA
Ayikho into ayikhulumayo uzenza Ngcono kodwa u Gearbox ungenhla kuyelosxubo
Lomfan uzihlanyela njengo Zanefa
Ima wooooh 😂😂 xova ngidi
Lendoda bekumele ibe umsakazi ikhuluma one way namanga wodwa
ENGAZE IKUPHI OKUYIQINISO KUKHOKONKE LOKU ESIKUZWAYO NESIKUZWILE
Sekuyaphoqa ndoda ukuth uthole uLinda manje
Amanga akulenja yakwaMkhize,Ilona impela ixoki leli.uGearbox uyenamuntu obekhuluma into ayaziyo
Uyabhimba webhut
Ayii mina mfowe2 indlela ukhuluma ngayo ngeqhawe lam umabheka iyangichaza uyakwazi ukukhuluma ba4
Aai Suka, unamanga lo, yonkinto yena uyayiikhahlela.
Uyanyaza nje yonkinto, unenhliziyo embi umuntu okwenza so.
Ayi mfoka mkhize angeke usidide thina ukhuluma amanga pho wawungaculi ngani ku bafana baka Molo kusekhona umfoka Molo ayi cha waze wanamanga
lendoda ayisitsheli umlando izincoma yona ngokuthandwa emaqembini, wonke amaqembu kuthandwa yona njee awume ndoda hau
😂😂😂
Unamanga Mkhize ay
Lo unamanga kakhulu and uyabhimba lomfo
Sicela usilandele ubabu phethi mkhize owayehamba nomfaz omnyama
ew kodwa amanga maningi lana uma kuwukuth wayemkhonzile uLinda kuza kanjani pho ukuth amagadle ngento ebuhlungu kangaka athi "ngath ingulube iphaliwe"
KODWA NGSTHI UYAKHULUNYELWA UBHEKUMUZI
Le inteeview yoniwa amanga lawa avele abe obvious
Syabonga khansela mfoka manqele dank🙏
Msholozi🙏
Name ngasabuyanga lobhuti😂😂😂
Unamanga lomfo,uxakwe iSlwane nje sokufuna ukuzophawula
Muphi kanti jikilele
“Mfethu neh!” 🥱
“Kodwa but…” 🥱
Ayi kudlalwa ngaye nje uXolani.
Siyabonga mfoka manqele sicela u part 2
It Impossible if ubuka ama views ala kuyabheda I don’t have sponsors imali engisizayo iyona le yama views manje mayngekho angikwazi ukwenza into eyodwa engenzi ma views bafo😢
Sacela eze umkhize
Ay bhuti uSxubho hhay kahle bafo kahle
Angimazi impela lomfwethu kodwa ayi ulimi lwalensizwa alukho klini mangamanga business umbona nje lona 🙈🙈🙈
Yabona lo wamadlebe ukuba akabanjwanga ziginxi ngabe usejele neyokuqambeka kwegama ngiphinde 5times iyangiweda nya😂😂😂
Sesicela u Jaiva zimnike
Ayikho indaba yaloyo muntu....kwakade abafana bakamolo bebelidwa gearbox loyo uphethwe uJelas
yoh stage bebajika shym labo bhuti sengathi bengayeka lokungezwani badala labantu yazi
Inkinga kaMft uxuba iyindaba kakhulu akazi ukuthi ikuphi lokhu akangakusho okungaba nesisindo okungenza abantu bezwelane nayo kuzozonke iyigameko esezenzeka
Deliver Counselor 🎉
Intuthuko niyibona ngamehlo😂
Ninga skip ama ads
Mfethu👍🙏
Iyazixuba izindaba lensizwa
Wena unamanga u gearbox inqwele
"ngizam uk uk ukhipha ma file yabo" 1:23:00😂😂😂😂
Akakwaz ukucula lomjita unamanga futh ubona ngisho ekhulum ay
Hayi u Xolani ubeka iqiniso.
elingamanga 🤣🤣🤣
SIYABONGA MANQELE
Lapho engaqopha khona umlando 🙄 uyangizwa ukuthi ngithini 😡🤭
Lomuntu amanga lawa awakhulumayo ay😅😅
Ayi ayi akakwazi ukuxoxa lo uxuba indaba ngidinwa ilo ne
Uthi yena lomjita wathi akucule ugearbox yen wayengaculi ngani wahluleka uyafosa
Kodwa gearbox unethalent kunalendoda yakwa Mkhize
Kuyezwakala mfth kodwa ngeke ngibone noyedwa omubi kodwa ngithanda ukunuka wena kancane mfth kungani bonke baphume ngenxa yakho no mfth nawe ake uzinuke kungathi nawe ubuyimpimpi okanye ubuncindezela abanye ngoba bonke uma beshiya bashiya ngegama lakho kodwake nawe angisho ukuthi uwrong umcabango nje
Sizo donater kodwa ungasilandeli abantu abanjee noma nawe uyawathanda amanga
Ndoda awuphoqiwe ukuthi u Donate mawuzofuna kungilawula
@@perfecttvsa7051 usukudinwa Manqele, sonke aseneme ngamanga alendoda asisho ukuthi u wrong umuntu esingahambisani naye ilo wamanga
@@BUZASIKUKHOMBETV1 mina bafo anginankinga nokugxeka I guest Inkinga umuntu mase efaka konke ne PERFECT TV ngathi yithi esithe akasho lokho akushoyo
Iphixiphixi leli likhuluma amanga
"yini yona oBheki" leyonto yayibheke ku Thwalofu, not umnyandu 😂😂😂😂
Lomfo ..akanalo iqiniso kokunye
Amanga ka 5 years
Akabuye part 2
It Impossible if ubuka ama views ala kuyabheda I don’t have sponsors imali engisizayo iyona le yama views manje mayngekho angikwazi ukwenza into eyodwa engenzi ma views bafo😢
Amanga odwa ke lawa
Khona ke kodwa la esingishiye khona uGiya Box wathi uMayogadi wayezidlalela isginci kodwa uMkhize yena uthi wayengasidlali ikona kuyikuphi guys
UMayogathi ubengasidlali vele... Besidlalwa omunye ubaba okwakuthiwa uBheki
Sicela ulinda hhayi lo mgudatshani osilethela yena
Uthini wena
@@perfecttvsa7051 Siyacela Councillor🙏🏾, siyamdinga umuntu ozosibalancisa la. Akeze uLinda Duyaza, prease man bafo prease🙏🏾
Lunenhlabathi ulimi lwalendoda
Khansela bengisacela ukulethe uCela zimnike mf2
Check our previous videos ukhona bafo
Yazi lento yalaba bantu iyadida ukuthi ngeke Duyaza ubahlanganise abantu ugcina ungasazi ubani oRight no Wrong
Hai lento I ngaye lomfo hai ngimfo ka Molo
Mfoka Manqele you should just change the name of your show to "Mgqumeni Perfect Tv"
Cause ay siyabeleselwa iviki neviki
Wena udliwa umona lento iyakutshela umgqumeni unkulunkulu kamaskandi vele ngeke asale loyamuntu bonke abaculi bancelile kuye igama lakhe lohlala lingena ungakhala uma uthanda uziginqe phansi ngeke ukuvumbe kuthi ibhova lalothandwa ukwefdlula bonke
Yeka phela ungayibuki I Mgqumeni perfect tv
Vula umtshengseni tv show ubize oshewu, no njencane
Unomona bhuti isigcino kuwe ukuthakatha kuqala kanje ukuthakatha kubantu ngomonanje ofana nowakho
Kodwa umaqghele uyixoki uyaqatha ayifuneki nje lento ayenzayo uyangicika mina bandla
Yeka phela ukubuka le channel uncengwe ubani wena
Ya Nami I don't like his interview techniques
Kuze kubanjwa malimu kuqamba Manga lento
𝘏𝘦𝘦𝘺 𝘸𝘦𝘔𝘢𝘯𝘲𝘦𝘭𝘦, 𝘶𝘮𝘢 𝘯𝘨𝘪𝘭𝘢𝘭𝘦𝘭𝘢 𝘶𝘎𝘦𝘢𝘳𝘣𝘰𝘹 𝘯𝘨𝘪𝘭𝘢𝘭𝘦𝘭𝘢 𝘯𝘢𝘭𝘰𝘚𝘹𝘶𝘣𝘩𝘰, 𝘯𝘨𝘪𝘵𝘩𝘢𝘯𝘥𝘢 𝘶𝘬𝘶𝘬𝘩𝘰𝘭𝘸𝘢 𝘶𝘎𝘦𝘢𝘣𝘰𝘹, 𝘦𝘯𝘨𝘢𝘵𝘩𝘪 𝘯𝘨𝘶𝘺𝘦 𝘰𝘯𝘦𝘲𝘪𝘯𝘪𝘴𝘰 𝘭𝘢.
Injalo nje uGear box ukhuluma iqiniso,lokhu kunamanga to much
Lensizwa khona abakubangayo nogearbox sesebenzisa igama likamfokamolo nat sngabalandeli bakamfokamolo okunye besikubona nje but not okukhulunywa umkhize
Uxolani umnganami,iyangidida len yokuthi washo okubi ngoLinda.mina kwengikwaziyo wayemkhonze kakhulu uLinda,