IsiZulu: Grade 12 Intervention
IsiZulu: Grade 12 Intervention
  • Видео 221
  • Просмотров 567 533

Видео

Zingqwele Ze-Afrika: 'Umculo uletha uthando nenjabulo'
Просмотров 13021 день назад
Zingqwele Ze-Afrika: 'Umculo uletha uthando nenjabulo'
Ukuthula: 'Ulwandle indawo yokuthula, uthando nenjabulo'
Просмотров 16021 день назад
Ukuthula: 'Ulwandle indawo yokuthula, uthando nenjabulo'
Impi Yabomdabu Isethunjini: "Izinqumo esizithathayo empilweni..."
Просмотров 120Месяц назад
Impi Yabomdabu Isethunjini: "Izinqumo esizithathayo empilweni..."
Bengithi Lizokuna: "Izinqumo esizithathayo empilweni zingaba nomthelela ongemuhle"
Просмотров 128Месяц назад
Bengithi Lizokuna: "Izinqumo esizithathayo empilweni zingaba nomthelela ongemuhle"
Bengithi Lizokuna: 'Izinqumo esizithathayo empilweni zingaba nomthelela ongemuhle...'
Просмотров 124Месяц назад
Bengithi Lizokuna: 'Izinqumo esizithathayo empilweni zingaba nomthelela ongemuhle...'
Isiziba Senhlakanipho: 'Imfundo iyasetshenzelwa'
Просмотров 129Месяц назад
Isiziba Senhlakanipho: 'Imfundo iyasetshenzelwa'
Imvelo: 'Imvelo idinga ukuba abantu bayithande, bayinakekele ukuze ingashabalali. .'
Просмотров 1742 месяца назад
Balingani nabafundi, ngacelwa umfundi thizeni kudalo ukuba ngidinge umbuzo omude enkondlweni. Isicelo sabekeka kuvidyo engayiqopha nyakenye ethi, 'Imvelo' hence this video. Ngiyathemba noyithokozela. Ngiyabonga uSpuki N IsiZulu
Izingxabo Zomnyezane: 'Ukulangazelela imfundo eseqophelweni eliphezulu kuyimpumelelo'
Просмотров 4572 месяца назад
Izitatimende nazo zibuzwa zibhekiswe/zisuselwa kuzimpawu zokuhlaziya eziyi-6. Usazikhumbula? Uma udinga ulwazi mayelana nomqondo osobala wale nkondlo: nansi ilink: ruclips.net/video/cTdJNBZcANc/видео.htmlsi=b37QYaHPGDPRy7ZX Buka ulalele amavidyo womabili: lena naleyana onikezwe ilink yayo. Ngiyabonga uSpuki N IsiZulu
Inkosi Yezinyoni: "Ubuciko bomlomo bungafundisa ngomlando wokudabuka... ' Uju Lwezizukulwane.
Просмотров 1402 месяца назад
Inkosi Yezinyoni: "Ubuciko bomlomo bungafundisa ngomlando wokudabuka... ' Uju Lwezizukulwane.
Ubhuku Lwamanqe: Xoxa ngempumelelo yombhali ekwethuleni umlayezo... Video 2.
Просмотров 2962 месяца назад
Lapha kudingidwe umlingiswa onguMaqoma. Umfundi nothisha sebeyoqhubeka ngoSikela noKhabalethu. Ngiyabonga Spuki N IsiZulu
Ubhuku Lwamanqe: 'Xoxa ngempumelelo yombhali ekwethuleni umlayezo: 'Umhobholo wemali unemiphumela ..
Просмотров 3272 месяца назад
Sonke siyazi ukuthi sekusetshenziswa izitatimende. Osethayo angasebenzisa nanoma isiphi isitatimende ngakho-ke kufanele siqikelele ekutheni sizazi zonke IZINKOMBA/IZIMPAWU ZOKUHLAZIYA/IMIBUZO EMIDE eyi-11. Nasi isibonelo sevidyo engasiza ekutheni kuphendulwa kanjani. Okubalulekile ukuba ophendulayo angabhali umdlalo okwesibili. Makaphendule umbuzo. Ngiyabonga Spuki N IsiZulu
IPHEPHA LOKUQALA: Izifenqo: 1. Ukubhinqa. 2. Ukubhuqa.
Просмотров 1,1 тыс.3 месяца назад
IPHEPHA LOKUQALA: Izifenqo: 1. Ukubhinqa. 2. Ukubhuqa.
IPHEPHA LOKUQALA: Izifenqo: 1. I-okzimoroni. 2. Isiqhathaniso. 3. Indida.
Просмотров 1,1 тыс.3 месяца назад
IPHEPHA LOKUQALA: Izifenqo: 1. I-okzimoroni. 2. Isiqhathaniso. 3. Indida.
IPHEPHA LOKUQALA: Izinsizasenzo: AMPLIFIED
Просмотров 1,1 тыс.8 месяцев назад
IPHEPHA LOKUQALA: Izinsizasenzo: AMPLIFIED
IPHEPHA LOKUQALA: Isibanjalo, isabizwana sokubala: AMPLIFIED!
Просмотров 1,3 тыс.9 месяцев назад
IPHEPHA LOKUQALA: Isibanjalo, isabizwana sokubala: AMPLIFIED!
IPHEPHA LOKUQALA: Isichasiso-AMPLIFIED!!!!
Просмотров 1,5 тыс.9 месяцев назад
IPHEPHA LOKUQALA: Isichasiso-AMPLIFIED!!!!
Indigenous Knowledge Systems: uhavini wethu.
Просмотров 1 тыс.Год назад
Indigenous Knowledge Systems: uhavini wethu.
Ukuthula. UMQONDO OCASHILE: Ubuhle bemvelo.
Просмотров 2,7 тыс.Год назад
Ukuthula. UMQONDO OCASHILE: Ubuhle bemvelo.
Imvelo. Ukuchaza amagama akhethiwe. Inkondlo ye-12. Video 1 of 2.
Просмотров 6 тыс.Год назад
Imvelo. Ukuchaza amagama akhethiwe. Inkondlo ye-12. Video 1 of 2.
Ithala Lobunzulu. Umbuzo omude: UMQONDO OSOBALA: Imbongi ikhuluma ngemfundo. Video 2 of 2.
Просмотров 3,4 тыс.Год назад
Ithala Lobunzulu. Umbuzo omude: UMQONDO OSOBALA: Imbongi ikhuluma ngemfundo. Video 2 of 2.
Ithala Lobunzulu. Ukuchaza amagama akhethiwe. Inkondlo ye-11. Video 1 of 2.
Просмотров 6 тыс.Год назад
Ithala Lobunzulu. Ukuchaza amagama akhethiwe. Inkondlo ye-11. Video 1 of 2.
We Sinximfi Ndini! Umbuzo omude: UMQONDO OSOBALA: Umuntu ongeneliseki. Inkondlo ye-10.
Просмотров 3,3 тыс.Год назад
We Sinximfi Ndini! Umbuzo omude: UMQONDO OSOBALA: Umuntu ongeneliseki. Inkondlo ye-10.
We Sinximfi Ndini! Umbuzo omude: UMQONDO OSOBALA: Umuntu ongeneliseki, ogxeka yonke into.
Просмотров 6 тыс.Год назад
We Sinximfi Ndini! Umbuzo omude: UMQONDO OSOBALA: Umuntu ongeneliseki, ogxeka yonke into.
Zingqwele Ze-Afrika (Sankomota): Umbuzo omude: UMQONDO OSOBALA: Iqembu lomculo .. (kuyaqhutshwa)
Просмотров 3,5 тыс.Год назад
Zingqwele Ze-Afrika (Sankomota): Umbuzo omude: UMQONDO OSOBALA: Iqembu lomculo .. (kuyaqhutshwa)
Zingqwele Ze-Afrika (Sankomota): Umbuzo omude: UMQONDO OSOBALA: Iqembu lomculo elibizwa ngeSankomota
Просмотров 3,9 тыс.Год назад
Zingqwele Ze-Afrika (Sankomota): Umbuzo omude: UMQONDO OSOBALA: Iqembu lomculo elibizwa ngeSankomota
Ucu Olumhlophe. Umbuzo omude: UMQONDO OSOBALA: Umgexo oqinisekisa ukuthi intombi is iyathanda.
Просмотров 10 тыс.Год назад
Ucu Olumhlophe. Umbuzo omude: UMQONDO OSOBALA: Umgexo oqinisekisa ukuthi intombi is iyathanda.
Uthunywe Ngubani? Umbuzo omude: UMQONDO OSOBALA: Imbongi ibuza ukufa ukuthi ..... Inkondlo yesi-7.
Просмотров 5 тыс.Год назад
Uthunywe Ngubani? Umbuzo omude: UMQONDO OSOBALA: Imbongi ibuza ukufa ukuthi ..... Inkondlo yesi-7.
Musani! Umbuzo omude: UMQONDO OSOBALA: Imbongi ithulisa abakhalayo. Inkondlo yesi-6.
Просмотров 8 тыс.Год назад
Musani! Umbuzo omude: UMQONDO OSOBALA: Imbongi ithulisa abakhalayo. Inkondlo yesi-6.
Idwala LikaShaka. Umbuzo omude: UMQONDO OSOBALA: Isigodlo senkosi uShaka, kwaDukuza. Video 2 of 2.
Просмотров 3,5 тыс.Год назад
Idwala LikaShaka. Umbuzo omude: UMQONDO OSOBALA: Isigodlo senkosi uShaka, kwaDukuza. Video 2 of 2.

Комментарии

  • @NkosanaHlatshwayo-xd1zm
    @NkosanaHlatshwayo-xd1zm День назад

    Asiphele iskolo bakithi kunini si fosta sivula u RUclips singafuni😭

  • @c_weet
    @c_weet 2 дня назад

    Hii where can I get teacher zuma’s channel ?

  • @isizulugrade12
    @isizulugrade12 6 дней назад

    #BrightManzini, ngane yami, from what I remember, yes, I will check with my former colleagues, though. I have been out of the system for some time. ❤❤❤🎉🎉🎉

  • @BrightManzini-p3s
    @BrightManzini-p3s 6 дней назад

    Ma'am how does a person who did not draw a line through his/her planning when writing an essay get penalized

  • @AnothaSangweni
    @AnothaSangweni 7 дней назад

    Syabonga😊❤

  • @nontobekompofu4952
    @nontobekompofu4952 8 дней назад

    Ivideo yenziwe 3 yrs back kodwa inglekelelile 😂❤Ave ngzobhal kahle ksasa Ngyabonga mangcolosi

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 День назад

      #nontobekompofu, ave ngijabule ngoba usizakele. ❤❤❤🎉🎉🎉

  • @AphiweMngadi-c9r
    @AphiweMngadi-c9r 8 дней назад

    There are some legends who watch this video before writing the paper

    • @AwonkeDube
      @AwonkeDube 2 дня назад

      2024❤😂

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 День назад

      #AphiweMngadi, a year down the line, we would be attesting that Aphiwe was a legend who watched this video and aced isiZulu!! ❤❤❤🎉🎉🎉

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 День назад

      ​@@AwonkeDubesiyabonga kakhulu ❤❤❤🎉🎉🎉

    • @Nomvuyokhathi
      @Nomvuyokhathi День назад

      I'm that legend 😂

  • @SanelePrinceSukazi
    @SanelePrinceSukazi 14 дней назад

    Umoya,umqondo,isigci walenkondo?

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 13 дней назад

      #SanelePrinceSukazi, buyela kuyo ishaneli yona lena. 1. Uyobheka ividyo emayelana nomoya wale nkondlo. 2. Isigqi senkondlo sihambisana nomoya. Uma umoya wenkondlo kuyinjabulo isigqi sizoshesha. 3. Umqondo wenkondlo is determined by amagama akhethiwe. Uma ulalela le nkondlo kahle-hle, usuwutholile umqondo osobala. Ngiyabonga ❤❤❤🎉🎉🎉🎉🎉

  • @Itsnotsihle
    @Itsnotsihle 15 дней назад

    swak

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 10 дней назад

      #ltsnotsihle, Amen#SealedWithAKiss. Siyabonga ngane yami. ❤❤❤🎉🎉🎉

  • @isizulugrade12
    @isizulugrade12 25 дней назад

    Balingani bami nabafundi, le nkondlo idingidiwe kuyo yona le shaneli. Kuhlaziywe: 1. Ukukhethwa kwamagama. Ukuze ukwazi ukufinyelela ku: 2: Umqondo osobala. Nansi ilink: ruclips.net/video/fDwbXdtZO3M/видео.htmlsi=wRQbdqtEm3_RsIrA

  • @ThulaniLanga-r7m
    @ThulaniLanga-r7m 27 дней назад

    May God bless you..mam...ngiyabonga🙏❤....mengididekile when it comes kuzihlobo zezindaba kodwa manje sengiya understand.a ngiyabonga memu

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 День назад

      #ThulaniLanga, amen!!!❤❤❤🎉🎉🎉

  • @Maveehtal-zx5ph
    @Maveehtal-zx5ph 28 дней назад

    Firstly I will like to thank you I'm learning a lot. Please can you describe and explain the meaning of ucu with mixed colors blue, yellow and white thank you once again

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 25 дней назад

      #Maveehtal, thank you for the accolades. Let me do a minor research 1st. Then, I will get back to you. ❤❤❤🎉🎉🎉

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 13 дней назад

      #Maveehtal, Ngicwaningile. Ngicabanga ukuthi nginazo izimpendulo nanoma kunjalo inkondlo yethu imayelana nocu olumhlophe kuphela. Ake sibone: 1. Umbala oluhlaza owengcebo (greener pastures) 2. Umbala oluphuzi (yellow) owenhlanhla. 3. Umbala omnyama: owokuvikela. 4. Umbala obomvu: owothando. Ngiyabonga ❤❤❤🎉🎉🎉

  • @isizulugrade12
    @isizulugrade12 Месяц назад

    Sanibonani balingani, mabhungu namatshitshi. Isitatimende esithi, 'Imfundo iyasetshenzelwa' sidingidiwe. Nansi ilink engakusiza: ruclips.net/video/veMMcyWyuYY/видео.htmlsi=jegkHAW-jAYMD6dZ

  • @isizulugrade12
    @isizulugrade12 Месяц назад

    Nalini ibinza lesi-2: elidinga amagama akhethiwe (UMQONDO OSOBALA) ruclips.net/video/kVr12oGOce4/видео.htmlsi=ZN41VZTsNQMQkb8F

  • @isizulugrade12
    @isizulugrade12 Месяц назад

    Sanibonani balingani, mabhungu namatshitshi. Nansi ividyo emayelana nale nkondlo engakusiza: Leli ibinza loku-1: Ukuchaza amagama akhethiwe (Umqondo osobala) ruclips.net/video/u7IGdLQq0Uw/видео.htmlsi=PYieNTfInpwh4EXS

  • @the_bookworm8037
    @the_bookworm8037 Месяц назад

    Well explained, don't stop.

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 Месяц назад

      #the_bookworm, ngane yami bakithi, much appreciated. ❤❤❤🎉🎉🎉

  • @SiphosamiNyawose-u8x
    @SiphosamiNyawose-u8x Месяц назад

    Ngikhona uSphesihle

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 Месяц назад

      #SiphosamiNyawose. Amen.❤❤❤🎉🎉🎉

  • @SiyandaManu
    @SiyandaManu Месяц назад

    my favourite poem ngayifunda last year yavele yaphuma 😂❤

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 Месяц назад

      #user-zy5ii9ny, ngaze ngajabula ngane yami ukuthi this is your favourite poem and your luck was aligned with the examiners' choice. You are blessed. ❤❤❤🎉🎉🎉

  • @isizulugrade12
    @isizulugrade12 Месяц назад

    Balingani, mabhungu namatshitshi. Nansi ividyo emayelana nendikimba yesi-2 ethi, 'Ubugebengu obuhleliwe' engicabanga ukuthi nayo ingasiza ekuqondeni isitatimende esidingwe ngenhla. ruclips.net/video/OM2RKPxX6yA/видео.htmlsi=H1oT-FO3CPq4d99L

  • @isizulugrade12
    @isizulugrade12 Месяц назад

    Balingani, mabhungu namatshitshi, kungakuhle ukuba siphinde sivakashele nevidyo emayelana nendikimba ethi, 'Ubugebengu Obuhleliwe' ngoba kuzocaca ukuthi isitatimende sethu sidinga ukuphendulwa nokusetshenziswa kwazo zombili izindikimba. ruclips.net/video/OM2RKPxX6yA/видео.htmlsi=H1oT-FO3CPq4d99L

  • @isizulugrade12
    @isizulugrade12 Месяц назад

    Balingani, mabhungu namatshitshi. Indikimba yalo mbhalo iwuthando lwemali. (Uthando lwemali). Nayi ividyo engakusiza ekucaciseni kabanzi. ruclips.net/video/5pSs3MG-0og/видео.htmlsi=2ukjm8-qjARJuaiw

  • @isizulugrade12
    @isizulugrade12 Месяц назад

    Balingani, mabhungu namatshitshi sanibonani. Indaba yethu INEZINDIKIMBA ezimbili. Nansi ividyo emayelana nendikimba ethi, 'Uthando lwemali' ingakusiza ukucacisa kabanzi: ruclips.net/video/5pSs3MG-0og/видео.htmlsi=2ukjm8-qjARJuaiw

  • @SphesihleSibanyoni-rw2me
    @SphesihleSibanyoni-rw2me Месяц назад

    Ngicela ukubuza ukuthi lenkondlo uhlobo luni lwenkondlo?

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 Месяц назад

      #SphesihleSibanyoni, inkondlo ethi, 'Imvelo' iyilirikhi. Imbongi yethula imizwa yayo ezwakalisa uthando lwayo ngemvelo. ❤❤❤🎉🎉🎉

  • @Malight0210
    @Malight0210 Месяц назад

    Thank you so much , I am in g10 but this was so helpful!❤❤

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 Месяц назад

      #LondekaMasuku, ngiyabonga ukuthokozele ukuthola ulwazi. Uyofika ebangeni le-12 usuyisikhokho. Nayi ishaneli yebanga okulona: IsiZulu: The Curriculum Breakdown Kunezinkondlo, inoveli, umdlalo, isikhangisi nokunye. Nansi ilink: ruclips.net/video/SwOBVfQMtcU/видео.htmlsi=Y3SAdhp_IZ1djqsI

    • @Malight0210
      @Malight0210 Месяц назад

      @@isizulugrade12 thank you😍🫶🏻

  • @AkhanyaDiniso
    @AkhanyaDiniso Месяц назад

    Yini isigqi salenkondlo

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 Месяц назад

      #AkhanyaQiniso, isigqi silawulwa okulandelayo: 1. Umoya wembongi. 2. Indikimba 3. Izimpawu zokuloba. Siwubona kanjani umoya? Siwubona ngokubheka ukuthi inkondlo ikhuluma ngani (Umqondo) okungamagama akhethwe imbongi. Indikimba yale nkondo: ukufa. Ngakho-ke isigqi sayo siyanensa. Hlala phansi ucubungule ngebinza nebinza Qiniso.

  • @AmandaGumede-bi3tq
    @AmandaGumede-bi3tq 2 месяца назад

    ❤bengisacela ungenzela umbuzo omude wenkondlo ethi ithala lubunzulu 😢

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 2 месяца назад

      #AmandaGumede, sawubona Amanda. Inkondlo ethi, 'Ithala Lobunzulu' yaphuma ngonyaka odlule. Ngakho-ke ayizukuphuma kulo nyaka nangonyaka ozayo. Isingaphuma ngowezi-2026. Angisethi kodwa I have been a teacher so I know how the cookie crumbles. Ukuze ungaphatheki kabi, ngizokwenza inkondlo ethi, 'Isiziba Senhlakanipho' kwazise zombili nalena obekade uyifuna zinomqondo ofanayo owodwa nendikimba eyodwa: IMFUNDO. Ngizothi ngingayifundisa bese ngibuya khona lapha ngizokutshela. Ngiyabonga

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 Месяц назад

      #AmandaGumede, sengiyifundisile inkondlo ethi, 'Isiziba Senhlakanipho' ngisebenzise isitatimende esithi, 'Imfundo iyasetshenzelwa.' Nansi ilink: ruclips.net/video/veMMcyWyuYY/видео.htmlsi=9f7MBCjO6KKBh3xu

    • @sibonginkosimguni131
      @sibonginkosimguni131 23 дня назад

      @@isizulugrade12sawubona ma’am bengisacela ukubuza ukuba njengoba ngisazo bhala ama final e Gauteng uma ufundisa khona ,yiyona lenkondlo ephumila last yea

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 22 дня назад

      #Sibonginkosimguni, buka iphepha langonyaka odlule. Inkondlo ethi, 'Ithala Lobunzulu' iphumile last year. Cha, ngane yami angifundisi eGauteng.

  • @SiphokaziiXaba
    @SiphokaziiXaba 2 месяца назад

    Syabong ❤

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 2 месяца назад

      #SphokaziXaba, kubonga mina ngane yami. Much love ❤❤❤🎉🎉🎉

  • @Nandipha_16
    @Nandipha_16 2 месяца назад

    Ngyabonga ksasa ngiyobhala lona ❤❤hopefully this will help 🤗❤❤

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 2 месяца назад

      #Nandipha, ngiyathemba ubhale kahle ndodakazi? Much love ❤❤❤🎉🎉🎉

  • @Sbudabizi
    @Sbudabizi 2 месяца назад

    Ngibongile

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 2 месяца назад

      #sbudamabizela, kubonga mina. ❤❤❤🎉🎉🎉

  • @NobubeleNtombehleTshabalala
    @NobubeleNtombehleTshabalala 2 месяца назад

    Imvumelwano etholakal ebinzen loku-1

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 2 месяца назад

      #NobuhleNtombenhleTshabalala, Nobuhle angazi noma uyabuza kumbe uyaphawula. Ngizolinda ucacise. ❤❤❤🎉🎉🎉

  • @NokuphilaZulu-e8b
    @NokuphilaZulu-e8b 2 месяца назад

    Celukubuza ukuthi yin inhloso ysembongi yokusebenzisa isifeqo emqeni wesi 15

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 2 месяца назад

      Imbongi isebenzise isifenqo esibizwa ngokuthi isifaniso. 1. Ukugqamisa injabulo nothando enalo ngemvelo. 2. Kwazise inkonyane ejabulela umbele kanina liyagxumagxuma (liyatshakadula) ❤❤❤🎉🎉🎉

  • @NokuphilaZulu-e8b
    @NokuphilaZulu-e8b 2 месяца назад

    Can I ask a question

  • @Jane-e4c
    @Jane-e4c 2 месяца назад

    Yebo Mah siyayidinga imibuzo futhi siyayibonga imisebenzi yakho❤

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 2 месяца назад

      #Jane, sawubona ndodakazi, ngizozama ukuphendula imibuzo ngisebenzisa indlela entsha yokubuza (isitatimende). Much love. ❤❤❤🎉🎉🎉

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 2 месяца назад

      #Jane-e4c, nawu umbuzo engiwudingidile ngiyethemba uzosizakala. Here's a link: ruclips.net/video/trVcLKnMDhs/видео.htmlsi=RoIw-6NdGx21kWnP

  • @LondekaDube
    @LondekaDube 2 месяца назад

    Siyabonga ❤

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 2 месяца назад

      #LondekaDube, kubonga mina. Much love. ❤❤❤🎉🎉🎉

  • @victoriaphiri3937
    @victoriaphiri3937 2 месяца назад

    May you please help me, i need to know ngempumelelo yombali yokwethula umyalezo othi umhobholo wemali unemphumela engemihle kwabanye abalingiswa 🙏😢

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 2 месяца назад

      #victoriaphiri, sawubona Victoria. Inkinga isekutheni uyawazi yini umbhalo wobuciko wakho othi, "Ubhuku Lwamanqe" Uma uwazi futhi ukwazi ukuyamanisa umlayezo wokuthanda imali noPhindisiwe ungehlulwa yini ukuweyamanisa noNkululeko, uSikela, uMaqoma noKhabalakhe. I think all you need to do is to make time and jot this down. Nonetheless, thank you for engaging me. All the best for 2024. ❤❤❤🎉🎉🎉

    • @victoriaphiri3937
      @victoriaphiri3937 2 месяца назад

      @@isizulugrade12 thank you I completly forgot the name of the book I will do so

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 2 месяца назад

      ​#victoriaphiri , Victoria, yazi sometimes when someone says something you respond without putting yourself in the person's shoes. I think i did that. I'm touched by your response that you have forgotten the title, "Ubhuku Lwamanqe" My mind says maybe you do not even have the book. I will teach on Nkululeko, Sikela, MaKhangela. I will come back with a link. I hope this may alleviate the pressure you are under. Much love ❤❤❤🎉🎉🎉

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 2 месяца назад

      #victoriaphiri, sawubona Victoria, ividyo oyicelile ngiyithumelile. Ngicela utshele nabanye. Lets make this a win-win situation. Nayi ilink: ruclips.net/video/trVcLKnMDhs/видео.htmlsi=A9Qq4y84CJeCk1ns

    • @victoriaphiri3937
      @victoriaphiri3937 2 месяца назад

      @@isizulugrade12 ngiyabonga kakhulu ma'am ❤ really appreciate your videos they've helped me a lot

  • @snenhlanhlakhanyi3279
    @snenhlanhlakhanyi3279 3 месяца назад

    Can you tell me I bout itoni yalenkondlo

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 3 месяца назад

      #snenhlanhlakhanyi, sawubona Sne. Ithoni amagama akhethiwe aqukethe imizwa yembongi. Ithoni iveza isimo imbongi ekusona okuchaza ukuthi ingasethulela umoya wembongi. I will do stanza 1 only and come and write here. Give me a few days. Thank you. ❤❤❤🎉🎉🎉

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 2 месяца назад

      #snenhlanhlakhanyi, Sne unjani? Ibinza loku-1: Ithoni yenjabulo. Imbongi isebenzise noma ikhethe amagama agqamisa ithoni yokulujabulela uthando: okuyilawa: olujulileyo, lungisibekela, ngimfoma: La magama agqamisa uthando olukhulu. Enhliziyweni yembongi kokheleke kwaqubuka inhlansi yothando.

  • @DuduzileMbonani
    @DuduzileMbonani 3 месяца назад

    Ngicela usizo

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 3 месяца назад

      #DuduzileMbonani, ngicela ukwazi ukuthi ubufuna usizo olunjani? ❤❤❤🎉🎉🎉

  • @DuduzileMbonani
    @DuduzileMbonani 3 месяца назад

    I need help😢

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 3 месяца назад

      #DuduzileMbonani, let's have a serious discussion ngane yami. What kind of help do you require? ❤❤❤🎉🎉🎉

  • @isizulugrade12
    @isizulugrade12 3 месяца назад

    Uma kukhona lapho upelomagama lungahambanga ngokulindelekile ngiyaxolisa. Senolungisa. Ngiyabonga. Niyathandwa.

  • @MalvinDube-k5e
    @MalvinDube-k5e 3 месяца назад

    Heyy😊

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 3 месяца назад

      #user-kf4lv9mj5s, thanks for the heads up. ❤❤❤🎉🎉🎉

  • @nobuhletsotetsi6874
    @nobuhletsotetsi6874 3 месяца назад

    THANKS YOU HELP ME

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 3 месяца назад

      #nobuhletsotsetsi, you are most welcome 🙏 🤗 😊 ❤❤🎉🎉

  • @isizulugrade12
    @isizulugrade12 3 месяца назад

    Isiqhathaniso: Nasi esinye isibonelo: lesi sibonelo siphinde sibe isimo sokukhuluma: "BAHLANGENE PHEZULU, BAHLUKENE PHANSI bangamahele"

  • @simonmaphosa7236
    @simonmaphosa7236 3 месяца назад

    It should be in Ndebele

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 3 месяца назад

      #simonmaphosa, I wish you could clarify. I have no clue as to what should be in Ndebele? Much appreciated ❤❤🎉🎉

  • @isizulugrade12
    @isizulugrade12 5 месяцев назад

    Angeke uzisole. You snooze, you lose. Ividyo ethinta izingcezu zenkulumo icacisa kukhanye bha! Nazo-ke ruclips.net/video/xE44sVovk64/видео.htmlsi=ExnF-NkSxemWfrG6

  • @isizulugrade12
    @isizulugrade12 5 месяцев назад

    Balingani, mabhungu namatshitshi you will thank me later. Tap on this video on Izingcezu zenkulumo: angeke uzisole. Nansi ilink: ruclips.net/video/xE44sVovk64/видео.htmlsi=ExnF-NkSxemWfrG6

  • @isizulugrade12
    @isizulugrade12 5 месяцев назад

    Balingani, mabhungu namatshitshi, ngicela ukusho: ividyo emayelana nezingcezu zenkulumo ingakusiza ithi ukucacisa kakhudlwana. You will thank me later! Nansi ilink: ruclips.net/video/xE44sVovk64/видео.htmlsi=ExnF-NkSxemWfrG6

  • @abongilejuliet1124
    @abongilejuliet1124 5 месяцев назад

    Uchaza isizinda/indikimba mamakhe😢?

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 5 месяцев назад

      #bongilejuliet, ndodakazi bengithi ngichaza isizinda. ❤❤🎉🎉

  • @abongilejuliet1124
    @abongilejuliet1124 5 месяцев назад

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 5 месяцев назад

      #bongilejuliet, ngiyabonga kakhulu. Hugs and kisses. ❤❤🎉🎉

  • @Nathieyy
    @Nathieyy 5 месяцев назад

    ruclips.net/video/RZyT-uOJnOY/видео.html&si=QkopWTXpK9P9rY58

  • @abongilejuliet1124
    @abongilejuliet1124 5 месяцев назад

    Energy please maam

    • @isizulugrade12
      @isizulugrade12 5 месяцев назад

      #abongilejuliet, I hear you, but the reality is like: "praying for half a loaf to be a (full) loaf." This is me on a Monday to Sunday for 365 days!🎉🎉🎉🎉 Much love. ❤❤❤