- Видео 71
- Просмотров 1 187 862
SHEMBE SERMONARY
Южно-Африканская Республика
Добавлен 18 апр 2019
Lesisiteshini siqukethe izinto ezinhle nezimnandi ngobuNazaretha(BASEBUHLENI).
Singabala Izingoma(Izihlabelelo), Izinkulumo(Izintshumayelo) kanye noMgidi
waseKuphameni(EBuhleni) nokunye okuningi,Inhloso ukuthi uhlale wazi izindlela
zoMkhululi wethu noma ngabe ukuphi noma inini ikakhulukazi uma ukudinga
ukuze uzokwazi ukugcina noma ulonde inhliziyo yakho endleleni Yakhe.
Ungakhohlwa ungidlulisela nakwabanye nawe onakho ngoba uyathokoza uMkhululi ngabo abahambisa izwi Lakhe.
Singabala Izingoma(Izihlabelelo), Izinkulumo(Izintshumayelo) kanye noMgidi
waseKuphameni(EBuhleni) nokunye okuningi,Inhloso ukuthi uhlale wazi izindlela
zoMkhululi wethu noma ngabe ukuphi noma inini ikakhulukazi uma ukudinga
ukuze uzokwazi ukugcina noma ulonde inhliziyo yakho endleleni Yakhe.
Ungakhohlwa ungidlulisela nakwabanye nawe onakho ngoba uyathokoza uMkhululi ngabo abahambisa izwi Lakhe.
Mva Njiyela - Izihlabelelo mix
Sithathe ezinye zezihlabelelo zowabengumvangeli eBuhleni, wayephethe inkonzo ngalololusuku emzini oyigcwele waseBuhleni.
Просмотров: 9 711
Видео
Mfu Ngcobo ~ Izihlabelelo(mix)
Просмотров 7 тыс.4 года назад
Umfundisi Ngcobo ubedume kakhulu ngesihlabelelo sika-130, sithathe ezinye ake azithinta.
Mva Ntombela ~UNkulunkuku uyasebenza ngendawo.
Просмотров 37 тыс.4 года назад
Inkonzo umvangeli wayeyinikwe inkosi uThingolwenkosazane, emzini oyigcwele eBuhleni. Unyaka wakuwu - 2010 inyanga kwakuwu-June. Izekuleko nezincomo ngendlela esenza ngayo leziziqephu sizilindele.
Abavangeli ~ Inkonzo yesikhumbuzo sokuZalwa kobuNazaretha.
Просмотров 11 тыс.4 года назад
Inkonzo inkosi uNyazilwezulu yayinika abavangeli ekuseni mhlaka 14 March 2020, eSabelweni Temple.
Mfu Shozi ~ Ngizokhuluma ngezwi!
Просмотров 13 тыс.4 года назад
Inkonzo yasemini ngomhlaka 07 March 2020 eSabelweni Temple, wayeyinikwe inkosi uNyazilwezulu.
Mfu Bhedla ~ Ndambona njani uShembe.
Просмотров 7 тыс.4 года назад
Inkonzo ka-Mfu Bhedla ayeyiphethe ekuseni mhlaka 07 March 2020,eSabelweni Tempel. eyinikwe inkosi yamaNazaretha uNyazilwezulu.
Mfu Chiliza ~ "Khona nizongala nonke!"
Просмотров 40 тыс.4 года назад
Enye yezinkonzo zamfundisi ezimnandi nezifundisayo ngokuhamba kwaseZulwini.
Mfu Shozi ~15 Nkosi yethu simakade.
Просмотров 22 тыс.4 года назад
Umfundisi wayehlabelela ingoma yokuvala inkonzo ephelele uzoyithola la : ruclips.net/video/_ITeCLYFWr0/видео.html
Mfu Ngidi ~ "Ngizokhuluma ngesabatha kuphela"
Просмотров 15 тыс.4 года назад
Inkonzo ka-Mfu Ngidi ayeyiphethe emzini oyigcwele eBuhleni mhlaka 08-February 2020 enkonzweni yasemini.Umfundisi Ngidi umfundisi omdala kubobonke abafundisi abakhona ebandleni, unolwazi olujulile nolunobufakazi uma elixoxa noma eshumayela emaTempelini onke aseBuhleni.
Inkosi iNyangayezulu ~ Indaba kaNobelungu
Просмотров 26 тыс.4 года назад
Ingxenye yenkonzo yenkosi iNyangayezulu eyayiyiphethe eBuhleni, Yayikhuluma inkosi ngoBaba wayo uBhombela ukuthi kwakungasiye umuntu. Nokuhlabelela kwayo inkosi okumnandi kwaseZulwini.
Unyazilwezulu e-ICC ~ Amazwibela omcimbi
Просмотров 11 тыс.4 года назад
Siyaxolisa ngokungabonakali kahle kwevideo ....Besinethemba lokufaka ephelele namhlanje kodwa kasiyitholile kuze kube imanje nomuntu obethembisile useGoli(eKuthuthukeni) kodwa siphelele siyethemba lamazwibela azokuthatha akubeke uma wawungekho, azokukhumbuza uma wawukhona. amanye nawa: ruclips.net/video/_MYZqXgUVeU/видео.html amanye nawa:ruclips.net/video/DOEjSeztM-g/видео.html
Mfu Mchunu ~ 139 Ufikile olandelwa izizwe.
Просмотров 3,1 тыс.4 года назад
Umfundisi wayehlabelela ingoma yokuvula inkonzo ayeyiphethe eMlindweni(oLundi) enkonzweni yasemini. uMacingwane wayaziwa kakhulu ngokungafihli lutho uma ekhuluma into eyibeka njengoba injalo enamancoko amnandi, uma ephethe inkonzo wayengaqedi engaxoxanga indaba eyakhayo futh enehlanya.
"Siyohlala ngokwenama."
Просмотров 6 тыс.4 года назад
Okokuqala sifaka loluhlobo lwama-video, uma ungawathandi kuhle usazise uma uwathanda kuhle usazise, ngenhlonipho nathi sokuhlonipha.
Mfu Chiliza ~190 Ngiyahamba ngikhathele.
Просмотров 8 тыс.4 года назад
Umfundisi Chiliza owaziwa ngikuthi iNgcwenga, wayedume kakhulu ngukuhlekisa nokukhuluma into njengoba injalo uma ephethe inkonzo emzini oyigcwele nasemaTempelin onke aseKuphakameni(EBuhleni).
Mva Ntombela ~ Ukuhamba kobugcwele eMzini omdala.
Просмотров 75 тыс.4 года назад
Lenkonzo kaMvangeli wayiphatha ngo-2009 eBuhleni eyinikwe inkosi yamaNazaretha uThingo lwenkosazane.
Mfu Shozi ~Ukufika kwethu eBuhleni.
Просмотров 30 тыс.4 года назад
Mfu Shozi ~Ukufika kwethu eBuhleni.
Mfu Gcwensa ~179 Thixo ulilanga lethu
Просмотров 27 тыс.4 года назад
Mfu Gcwensa ~179 Thixo ulilanga lethu
Mfu Dladla ~ Ubunkulunkulu bukaShembe ezwini laseMsinga.
Просмотров 12 тыс.4 года назад
Mfu Dladla ~ Ubunkulunkulu bukaShembe ezwini laseMsinga.
Mfu Ndlovu ~ "Awusakwazi futhi ukuyibuyisa.."
Просмотров 22 тыс.4 года назад
Mfu Ndlovu ~ "Awusakwazi futhi ukuyibuyisa.."
Mfu Khubisa ~ "Mhla kufika iLati ngo-19..."
Просмотров 26 тыс.4 года назад
Mfu Khubisa ~ "Mhla kufika iLati ngo-19..."
INkosi ILanga ~"Isibusiso sani ushembe anaso?"
Просмотров 30 тыс.4 года назад
INkosi ILanga ~"Isibusiso sani ushembe anaso?"
Inkosi UNyazilwezulu ~ Bonani uvela emafini.
Просмотров 14 тыс.4 года назад
Inkosi UNyazilwezulu ~ Bonani uvela emafini.
Mfu Gcwensa ~Indaba yentombi eyadelela uShembe.
Просмотров 82 тыс.4 года назад
Mfu Gcwensa ~Indaba yentombi eyadelela uShembe.
Mfu Mlungwana ~ 139 Ufikile Olandelwa Izizwe
Просмотров 6 тыс.4 года назад
Mfu Mlungwana ~ 139 Ufikile Olandelwa Izizwe
Mshu Ncube ~ "Isibusiso Siyizinto zonke!"
Просмотров 37 тыс.4 года назад
Mshu Ncube ~ "Isibusiso Siyizinto zonke!"
Mfu Mngomezulu ~ 73 Ngiyakholwa kuYise.
Просмотров 2,6 тыс.4 года назад
Mfu Mngomezulu ~ 73 Ngiyakholwa kuYise.
Mfu Luthuli ~Inkosi eyayihlushwa isilwane.
Просмотров 14 тыс.4 года назад
Mfu Luthuli ~Inkosi eyayihlushwa isilwane.
Mfu Gcwensa ~ 227 Nkosi Baba Ngiyakuthanda
Просмотров 7 тыс.4 года назад
Mfu Gcwensa ~ 227 Nkosi Baba Ngiyakuthanda
Mfu Ngidi ~ Amagama emigwaqo yaseBuhleni.
Просмотров 4,7 тыс.4 года назад
Mfu Ngidi ~ Amagama emigwaqo yaseBuhleni.
Mshu Ncwane ~Lalelani Nanti Ilizwi 118
Просмотров 4,4 тыс.4 года назад
Mshu Ncwane ~Lalelani Nanti Ilizwi 118
❤
Amen
Cela ufake isivivinyo please
ngicela inkonzo eyayilapha
Ukhokho wami low okwakdlal ngaye uMngomezulu
Are you able to re upload this without the instruments?
Nehlise iVolume yeynsimbi bantwana benkosi please mntakamkhulu
❤Yagcwala inhliziyo yami.
Yise wabamkhonzayo
like lasihubha ihuka kuvalwa umhlango omkhulu ka jehova ngo july. waaahh bafethu ujehova waseBuhleni asikhumbule, osizin esikulo
Wake washaya ivesi elithi " khulumani makholwa izwe lakithi lifile '
Fanele ngabe usewu mfangele or umfundisi ngoba ungu postoli ka Shembe
nami ngingowakho nkosi
😢😢
Mmmmh Shembe OyiNgcwele uze uyikhumbule yonke imindeni yakithi elele othulini lomhlaba nephilayo
background music is disturbing😫
Here's a beautiful song, sung today, but,in the ancient way of our forebears.🎉❤❤❤❤🎉😊
Amen 🙏🙏
UNyazilwezulu luphelele
Cel uzwe indlela acula ngayo ayfani neyabantu😊UNkulunkulu Lo ophambikwethu
Simple
Kuba kanje Uma into kweyakho ...umnikazi
Sicela ninciphise izinsimbi ngesikhathi sentshumayelo. Sibadala thina asikwazi ukumultitasker.
Cela usiculela ezinye iyhlabelelo I like you voice ❤️🙏
My favorite hym especially maliculwa uye umfundisi gcwensa 🙏🙌❤
power
IQINISO, uShembe uyisimanga, kumele sithandazele ukulahlekelwa ukubona uShembe njengomuntu, lesi sehlo esehlelauMvangeli sinzima, sasingekho isidingo sokuhlubuka uma umuzwa, kodwa akekho namuhla, wayemazi uShembe kodwa?
❤wahlabelela kamnañdi u Jehova u Nyazi
Inhliziyo
Nangu u Baba wobu Nazareth
Amen
How can i get the full version of lesihlabelelo
wahlabelela kamnandi Nkosi yeZulu nomhlaba
Aaay leziy nsimbi eniz fakile niyasbhedela
Cha wayekhon lo mvangeli wangakithi emzinyath 🎉❤
Ngoba wephiwe lo Mvangeli wenkosi
The music is really distracting. I literally could not finish it because of that. Please try to reload this without the music.
❤
Mfokamakhothoza
Zidle uzibekamathambo uyeza umhla wokuphela 🙌🏻🙏🏼❤
Kodwa ke le background music!, angazi ozifakile ukuthi ucabange kanjani, le audio ayikho clear on its own, ngapha kufakwe izinsizwa akusezwakali lutho ke nje ay nangiphoxa ke nginithanda kangaka kod.
LeNkonzo ijule kakhulu imnandi kakhulu, ayikho ephelele?
Sound quality is already bad but then they decide to add music on top of that.
🙏🏻 Amen Nkosi yamaKhosi
Instumayelo ayizwakali kahle wen there's instruments om the background
Le nkonzo ayizwakali kahle ngenxa yomnkenenezo. Sicela usifakele futhi ingasenawo.
Wayibiza lengoma nhlalisuthi yonyazi ngafikelwa usizi❤
Hha sakhuphuka islwane madoda
Umsindo ngemuva nonsense yodwa asizwa manje
eii inkonzo eyayilana ...ukulahlwa kuyisono
Ngikhumbula kulonyaka siseJudiya sihamba noMv.Ntombela noMfu.Gcwensa. sathi sifika sagqoka sasipake eduze komuzi kwaqhamuka isheshalingena lathi kumvangeli sibuka inkonzo la ngaphakathi ave ushumayela kamnandi ikhuluma ngalenkonzo
NkosiyeZulu nomhlaba 👏 isiqu wesibili ILanga 🌅🙏 kwakukhulunywa la madodah 🤔