Dr Mzizi awusenzi kahle manje,awusasiphi manje ama Video njengakuqala,bedikuncoma indlela obubhalansisa ngayo.besazi ukuthi alipheli iviki ungayifakanga I video. Kodwa manje usuwile bhu phansi ekufakeni amaVideo.ngiyafisa sengathi ungakulungisa lokho
Bafethu ukhona oseke ayithathe lendoda yase alter city imsebenzele na coz sesidliwe kakhulu bafethu asisathembi lutho mnj 😢plz akavele nami ngiyoyilanda this december ngicebe plz
You just said it yourself that it's his ancestors not yours. No parents are the same with their houses ground rules,so if yours doesn't like it,it won't apply to your neighbours
Yinganekwani
Sicela umkhulu amemeze special kunye neenduku ezizobakhona kunye nama price...
Sicela umzizi ekhulume ngesikhafulo sokubuyisa
Mina cela ukubuza ukuthi uma uthatha lesisithwalo sithatha isikhathi esingakanani ukubona imiphumela or ukubona umehluko, umbuzo wesibili uthi lento ayihluphi na mangihlala endaweni egcolile/indawo orenta kuyo ungekho right, owesithathu uthi uma ngothatha lendoda ayivuselelwa na ngoba phela kuyae kuvuselele?????????????????
Sesifuna iprove manje ezinyangeni
Dr Mzizi awusenzi kahle manje,awusasiphi manje ama Video njengakuqala,bedikuncoma indlela obubhalansisa ngayo.besazi ukuthi alipheli iviki ungayifakanga I video. Kodwa manje usuwile bhu phansi ekufakeni amaVideo.ngiyafisa sengathi ungakulungisa lokho
Sizokulungisa, Mkhulu. Usixolele. #DrMziziChannelManager.
Kuncono ukungafaki mayingekho into angayifaka kunokuthi agcine esekhuluma amanga
U Busy nje uyasho kanti kuba iscefe masolokhu sibona njalo
Umkhulu acacise ngamapondo akhe nobungozi awo
Bafethu ukhona oseke ayithathe lendoda yase alter city imsebenzele na coz sesidliwe kakhulu bafethu asisathembi lutho mnj 😢plz akavele nami ngiyoyilanda this december ngicebe plz
Ngicela ukubuza lana uma ngifuna into yokuphakamisa ibhizinisi manje ngazi kanjani ukuthi ngavalwa nge gusha okanye imbuzi,or umkhulu ungihambisa kulabantu bomhlahlo osebenzisana nabo kuqala mande umkhulu aqhubeke nomsebenzi?
Utfolakala kuphi dr Mzizi? Ukamhlabuyalingana yin?
Durban engonyameni
U dr Mzizi utholakala Emlazi
Haaaaa iyazifunela kant futhi ay iyahlupha lendoda weee😢 ay fune mfana ifuna abantu abadala
Imalini lindoda yase ultra city
Bafo if ufuna ikhule i channel yakho yekela iyindaba zabanye abelaphi especially ngento ongahlangene nayo njenga leyama sketch. Usuqale kahle wathola udokotela Mzizi engimethemba ngingakaze ngihkangane naye. Bheka okwenzayo uphume ku politiki lezinyangi ezixabanayo ngenxa yomona nokufuna ukukhuphuka ngamagama ezinye iyinyangi. Ukuze ukhule qhubekeka uzingele izinyangi zeqiniso if uthole iqola lapho ke wamukelekile ukuli exposer
isgqoko asifakwa endlini ndoda more especially esgodlweni
Esgodlweni sikabani
@@simonmahlokoana9702Wamuhle loyoMbuzo
Siyabonga msakazi ngohlelo oluhle...sicela isiphakamo sase Zimbabwe plz msakazi
Lendoda yase-atracity ithandiwe...
Iyayazi mali iyinto yemali kahle kahle
@@simonmahlokoana9702bafo usuyithathile yn lendoda iyakusebenzela na coz nami ngifuna ukuyilanda on december njr
Uyahlanya wena why uzifihla kodwa ukhuluma nenyanga mbombo wenja😂😂😂😂😂 an msunuhh
Hawu, manje ungthukelani mfanwam? Awungichazela mfana.
Udinga induku wena uyiqaba uyadelela
@@lindokuhlermakhoba4601 ndodenkulu yimalini lendoda yase Ultra City
Hawu kwahleni bo manje umthukelani
Akadingeki lomuntu la ungene ngo wrong
Ungayishintsha yini indoda yase Ultra City uma usungasayifuni uthathe okunye. Noma thathile thathile
Wamuhle um'buzo
Yebo uyakwazi ukuyibuyisela kuyena uMkhulu ayikhiphe kuwe.
Akusona isthwalo yisphakamo lendoda ngakoke uyayothula umusungayifuni
@@simonmahlokoana9702usunayo yn nawe bafo lendoda ngabe iyakusebenzela na ?
@@kheswa19bafo sewuke uyithathe yn nawe yakusebenzela coz nami ngyayifuna on december ?
How can Inyanga allow a person to wear shorts in his Ancestors house
Umthetho wakomunye umuzi awufani nowakini.
Umthetho wakoweni awuphelele kowenu
Ngempela. AwuSubscriber uyeke okuningi. Syabonga. Imina iSpoko seTv
You just said it yourself that it's his ancestors not yours. No parents are the same with their houses ground rules,so if yours doesn't like it,it won't apply to your neighbours
@@lindokuhlermakhoba4601 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Sengushayile u subscribe ngyamlandela umkhulu Dr Mzizi ngisahlanganisa amasenti ngidinda usizo 🙏🙏🙏🙏
Mina sengzocela yena umkhul angkhethele ngoba ai uziphethe izinto zokukhuphuka nami angsazi ngithathe kuphi
siyabonga msakazi kodwa sicela ngelinye ilanga uma usesigodlweni ukhumule isiqgoko uphinde uqgoke ibhulukwe elide
Angiveli mina. Akukho ofuna sikubuzela kona mkhulu? Syabonga.
Khona cela ubheke I comment yami
@@muntongazipetrosthusi8079 Nazoke bafo
Ngicela next time Msakazi ungibuzele kumkhulu ukuthi lendoda akwenzeki mhlampe ithi ngoba isinginikile umcebo angibulale umuntu emndenini 😢😢?
Wena Msakazi ngikuthanda ngoba uyazi ukuthy abantu bafuna imali so wenza kahle ufocus kwiziphakamo nezithwalo
Ai ngiyakuvuma nkhulu uyinkunzi ngizamile kukufonela mkhulu aw litho ukutholakala ngiyeza ngisahlanganisa amasenti
Msakazi wethu syabonga yamihle imibuzo yakho ❤and uDR Mzizi ubukeka elenza iqiniso engadlali ngabantu bass South Africa abahluphrkile 😢🙏🙏❤❤
Nyanga yam madoda ❤❤
Lobaba usebenza ngempela yn mft ?
Yah uyathwalisa
IntoZakhe azibizi kakhulu mntase jade sidlelwa imali nomyenam
@@Sosndamase sewakusiza yn wena sis nomyeni wakho ? 🥹