- Видео 1 962
- Просмотров 331 138
IZINDABA KU 163
Добавлен 22 мар 2023
ZIKHATHAZEKILE IZAKHAMUZI ZAS'ENANDA NGOKUGCWALA KWAMANGCWABA NOKUCEKELEKA PHANSI KWAWO
Izakhamuzi zaseNanda eNyakatho yeTheku zikhala ngokunganakekelwa kwamathuna akulendawo njengoba eqhubeka nokucekeleka phansi ngenxa yezimvula kanye nobugebengu. Lamathuna ase Tafuleni asephunduke idlelo lezinkomo. #izindabaku163 #NewsOnWethu
Просмотров: 39
Видео
U-WINNIE KHUMALO UKHUNJULWE NJENGOMUNTU OBEHLEZI EJABULE FUTHI ENOTHANDO
Просмотров 410 часов назад
Kukhunjulwe izihlabani ezimbili zomculo wakuleli ezidlule ngeledlule. U-Winnie Khumalo udlule emhlabeni ngo Lwesibili olwedlule emva kokugula isikhashana kanti uDoc Shebeleza udlule emhlabeni ngoLwesine olwedlule emva kokugula isikhathi eside. #izindabaku163 #NewsOnWethu
UMSOLWA WESIBILI UTHOLAKALE NEZIBHAMU EZINTATHU EZINGEKHO EMTHETHWENI ZINGENANHLAMVU
Просмотров 6410 часов назад
Amaphoyisa ase Mpumalanga asebophe umsolwa wesibili ecaleni lokudutshulwa kwabantu abayisishiyagalombili endaweni yokucima ukoma e Pienaar ngempelasonto. Lomsolwa oneminyaka engamashumi amane nantathu uzovela enkantolo yemantshi yaKabhokweni kusasa ebhekene namacala ayisishiyagalombili okubulala namathathu okuzama ukubulala. #izindabaku163 #NewsOnWethu
UHULUMENI WENGEZE NGELOLI EZIMOTWENI EZILANDA IZIDUMBU ZOZAMAZAMA EMAYINI E-STILFONTEIN
Просмотров 311 часов назад
Siyenyuka isibalo sozamazama abakhishwa emayini iStilfontein eNorth West ngaphansi kohlelo oluholwa nguHulumeni. Zingamashumi ayisikhombisa nesishiyagalombili, 78, izidumbu zozamazama esezikhishiwe kusukela kuqale ukutakula ngoMsombuluko. #izindabaku163 #NewsOnWethu
ABANYE ABAZALI BAKHATHAZEKILE NGOKUNGATHOLELI IZINGANE ZABO IZIKHALA ZOKUFUNDA EZIKOLENI
Просмотров 1611 часов назад
Asibone ukuthi kuhambe kanjani kwezinye izindawo ngosuku lokuqala lwemfundo yonyaka u 2025. #izindabaku163 #NewsOnWethu
UNGQONGQOSHE WEZEMFUNDO UTHI KUMELE KUSETSHENZWE EZIKOLENI KUSUKELA OSUKWINI LOKUQALA ZIVULIWE
Просмотров 511 часов назад
UNgqongqoshe wemfundo eyisisekelo u Siviwe Gwarube uchithe usuku lokuqala lokuvulwa kwezikole kulonyaka ngokuvakashela izikole ezakhele Kwamaqoma eEastern Cape. UGwarube uthi kulonyaka uzogxila kakhulu ekuqinisekiseni imfundo esezingeni eliphezulu. #izindabaku163 #NewsOnWethu
UBUKHOSI BA BALOBEDU BUKHALA NGOKUBUKELWA PHANSI KANTI BESABISA NGOKUNIKELA ENKANTOLO
Просмотров 406 часов назад
Uyaqhubeka umbango wesihlalo sobukhosi esizweni saBalobedu nakuba uMengameli Cyril Ramaphosa amemezela umntwana uMasala-bando Modjadji njenge Ndlovukazi okumele ithathe isihlalo ngo Zibandlela nyakenye. #izindabaku163 #NewsOnWethu
OMUNYE WONDLUNKULU UNIKELA ENKANTOLO NGOMSOMBULUKO UKUYOVIMBA UMGCAGCOWE SILO NENYE INGODUSO
Просмотров 976 часов назад
NgoMsombuluko ozayo, inkantolo enkulu Emgungundlovu izolalela isicelo esiphuthumayo esifakwe ngomunye woNdlunkulu beNgonyama uMisuzulu ka Zwelithini sokuzama ukuvimba umgcagco wakhe nenye ingoduso. Ngesonto eledlule iNgonyama imemezele ukuthi izogcagcelwa nguNomzamo Myeni ngasekupheleni kwephezulu. Kepha omunye uNdlunkulu we Silo uthi akuzange kuxhunyanwe naye ngakho ke Ingonyama ngeke igcagcel...
ONGOTI BAQALILE NAMHLANJE UKUTAKULA OZAMAZAMA ABAVALELEKE EMAYINI E-STILFONTEIN
Просмотров 336 часов назад
Luqalile namhlanje ukusebenza uhlelo lokutakula abantu emayini i Stilfontein nolwenziwa yithimba longoti elijutshwe ngu Hulumeni. Osukwini lokuqala nje, bayishumi nane ozamazama abakhishwe besaphila, ababili babo bebegula kakhulu kanti abahlanu bakhishwe sebeshonile. #izindabaku163 #NewsOnWethu
KUCEKELEKE PHANSI IMIZI NENGQALASIZINDA KAHULUMENI EZINGXENYENI ZE KWAZULU-NATAL
Просмотров 1076 часов назад
Izakhamuzi zase Newcastle naseNseleni enyakatho yesifundazwe iKwaZulu Natal zizama ukuhlenga impahla yazo kulandela imvula enamandla ehlasele kulezindawo. #izindabaku163 #NewsOnWethu
UMNYANGO WEZEMFUNDO UTHI UYAPHENYA NGEMIBIKO YOKUPUTSHUKA KWEMIPHUMELA KA-MATRIC 2024
Просмотров 256 часов назад
UNgqongqoshe wemfundo eyisisekelo uSiviwe Gwarube uthi uphiko lwama Hawks luphenya izinsolo zokuputshuka kwemiphumela kaMatikuletsheni ebidayisa ku Internet ngekhulu lamarandi izolo. Lokhu kulandela ukusabalala kwesikhangiso ezinkundleni zokuxhumana ebesidayisa lemiphumela ngaphansi kwenkampani i Edu Marks. UGwarube ukusho lokhu ngesikhathi esingethe isidlo sasekuseni sokuhalalisela abafundi ba...
GWARUBE: I-KWAZULU NATAL IPHUME PHAMBILI NGEMPHUMELA YABAFUNDI ABATHOLE I-BACHELOR
Просмотров 336 часов назад
Isifundazwe i Kwazulu Natal yisona esibaqwaqwade emakhanda ngemphumela ka Matric yabafundi abaphumelele nge Bachelor ezifundweni zabo , silandelwa yi Gauteng kugcine i Eastern Cape. Lokhu kumenyezwe ku Ngqongqoshe wezemfundo u Siviwe Gwarube namhlanje. #izindabaku163 #NewsOnWethu
INGOZI YASE VAN REENEN PASS KU N3 IDLULE NOMAMA NEZINGANE ZAKHE EZINE
Просмотров 729 часов назад
Kuvalwe ngehlahla emndeni wakwa Sigubudu eNquthu kulandela ukushona komama ubaba nezingane zabo engozini eyenzeka e Van Reenen Pass emgwaqeni u N3 ngobusuku bangolwesibili olwedlule. #izindabaku163 #NewsOnWethu
KUTHUNGATHWA ABADUBULE BABULALA IPHOYISA ESIGAMEKWENI SOKUPHANGA E-MFULENI
Просмотров 509 часов назад
Amaphoyisa ase Western Cape athungatha abasolwa abadubule babulala u Contsable Ayanda Moyikwa eMfuleni namhlanje ekuseni. Obambe njengokhomishana wamaphoyisa kuzwelonke uGeneral Tebello Mosikili ehambisana nokhomisha wamaphoyisa e Western Cape bavakashele umndeni ka Moyikwa beyobhonga emswaneni. #izindabaku163 #NewsOnWethu
IZAKHAMUZI ZASE GALAKWENA E-LIMPOPO ZICELA UKWAKHELWA IBHULOHO ELIMUKE NOMFULA
Просмотров 159 часов назад
Izimvula ezinamandla ezihlasele eLimpopo ziholele ekutheni kuwe ibhuloho elisetshenziswa ngumphakathi wase Galakwena ukuwelela ngaphesheya. Sekuphele iminyaka engaphezu kweshumi izakhamuzi zakulendawo ziphila ngaphansi kwalesisimo njengoba zithi lelibhuloho liyalungiswa libuye libhidlike. #izindabaku163 #NewsOnWethu
KUCEKELEKE PHANSI INGQALASIZINDA EZINGXENYENI ZE KWAZULU-NATAL KULANDELA IMVULA
Просмотров 499 часов назад
KUCEKELEKE PHANSI INGQALASIZINDA EZINGXENYENI ZE KWAZULU-NATAL KULANDELA IMVULA
KUSHONE ABANTU ABABILI E-VRYHEID KULANDELA IMVULA ENAMANDLA ECEKELE PHANSI IMIGWAQO
Просмотров 40913 часов назад
KUSHONE ABANTU ABABILI E-VRYHEID KULANDELA IMVULA ENAMANDLA ECEKELE PHANSI IMIGWAQO
KUZOQALISWA UPHENYO NGABAJIKISWE BEZOHOLA IMALI YEZIBONELELO ZIKA HULUMENI E-NQAMAKWE
Просмотров 3913 часов назад
KUZOQALISWA UPHENYO NGABAJIKISWE BEZOHOLA IMALI YEZIBONELELO ZIKA HULUMENI E-NQAMAKWE
I-ANC ITHI IMIGUBHO YOKUBUNGAZA IMINYAKA ENGU 113 YASUNGULWA IYITHUBA LOKUZIHLOLA NOKUZIHLELA
Просмотров 2713 часов назад
I-ANC ITHI IMIGUBHO YOKUBUNGAZA IMINYAKA ENGU 113 YASUNGULWA IYITHUBA LOKUZIHLOLA NOKUZIHLELA
KUHLENGWE ABESIFAZAZANE ABANGU 26 BASE ETHIOPIA OKUSOLWA UKUTHI BEBETHUNJIWE E-GOLI
Просмотров 5513 часов назад
KUHLENGWE ABESIFAZAZANE ABANGU 26 BASE ETHIOPIA OKUSOLWA UKUTHI BEBETHUNJIWE E-GOLI
AMACIKO ATHI AGQEMEKE ENGEQIWA NTWALA KULANDELA UKUDLULA EMHLABENI KWENKAKHA YOMCULO WE KWAITO
Просмотров 9713 часов назад
AMACIKO ATHI AGQEMEKE ENGEQIWA NTWALA KULANDELA UKUDLULA EMHLABENI KWENKAKHA YOMCULO WE KWAITO
BEKUVALELISWA OKOKUGCINA OWABA NGUNGQONGQOSHE WEZEMFUNDO WOKUQALA WENTANDO YABANTU
Просмотров 3713 часов назад
BEKUVALELISWA OKOKUGCINA OWABA NGUNGQONGQOSHE WEZEMFUNDO WOKUQALA WENTANDO YABANTU
OMUNYE WONDLUNKULU UFAKE AMAPHEPHA OKUVIMBA UMGCAGCO WE NGONYAMA ONGASEKUPHELENI KWENYANGA
Просмотров 5913 часов назад
OMUNYE WONDLUNKULU UFAKE AMAPHEPHA OKUVIMBA UMGCAGCO WE NGONYAMA ONGASEKUPHELENI KWENYANGA
SEBEYISISHIYAGALOLUNYE ABANTU ABASHONE ENGOZINI YASE MANDABA E-NKANDLA EMVA KOKUSHONA KOMUNYE
Просмотров 6918 часов назад
SEBEYISISHIYAGALOLUNYE ABANTU ABASHONE ENGOZINI YASE MANDABA E-NKANDLA EMVA KOKUSHONA KOMUNYE
AMACIKO KANYE NABANGANI BEBEYOBHONGA EMSWANENI EMNDENINI KA-WINNIE KHUMALO
Просмотров 2918 часов назад
AMACIKO KANYE NABANGANI BEBEYOBHONGA EMSWANENI EMNDENINI KA-WINNIE KHUMALO
ISAZOSHICILELWA EMAPHEPHANDABENI IMIPHUMELA KA-MATRIC EZODEDELWA NGESONTO ELIZAYO
Просмотров 1018 часов назад
ISAZOSHICILELWA EMAPHEPHANDABENI IMIPHUMELA KA-MATRIC EZODEDELWA NGESONTO ELIZAYO
UMAMA ONEMINYAKA ENGU 17 UDUBULE WABULALA INGANE ENONYAKA NGEPHUTHA EMLAZI
Просмотров 1 тыс.18 часов назад
UMAMA ONEMINYAKA ENGU 17 UDUBULE WABULALA INGANE ENONYAKA NGEPHUTHA EMLAZI
UMENGAMELI WE-ANC UVAKASHELE E-ROBBEN LAPHO KWAKUBOSHELWE KHONA U-NELSON MANDELA
Просмотров 5518 часов назад
UMENGAMELI WE-ANC UVAKASHELE E-ROBBEN LAPHO KWAKUBOSHELWE KHONA U-NELSON MANDELA
KUQHUBEKILE UKUTHUNGATHWA KWABAMUKE KUNGENISA UMFULA NGOMSOMBULUKO E-MKHONDO E-MPUMALANGA
Просмотров 8818 часов назад
KUQHUBEKILE UKUTHUNGATHWA KWABAMUKE KUNGENISA UMFULA NGOMSOMBULUKO E-MKHONDO E-MPUMALANGA
I-SACP IKHUMBULE UKUPHELA KWEMINYAKA ENGU 30 KWASHONA ISISHOSHOVU SOMZABALAZO U JOE SLOVO
Просмотров 4323 часа назад
I-SACP IKHUMBULE UKUPHELA KWEMINYAKA ENGU 30 KWASHONA ISISHOSHOVU SOMZABALAZO U JOE SLOVO