- Видео 7
- Просмотров 54 245
Dr 3 Seconds TV
Добавлен 26 дек 2020
Ngingumthandazi osesize abantu abaning e South Africa futhi ngiphinde ngibe usomabhizinisi
Engabe lo Hulumeni ucabanga ukuthi singabafanyana yini?? Asithule ngoba singaboni njalo!!!
Engabe lo Hulumeni ucabanga ukuthi singabafanyana yini?? Asithule ngoba singaboni njalo!!!
Просмотров: 387
Видео
uDr 3 Seconds uthi amaphoyisa awabeke phansi izibhamu kushawane ngequpha!! ekhuluma Kwakhethomndayo
Просмотров 4,1 тыс.3 года назад
uDr 3 Seconds uthi amaphoyisa awabeke phansi izibhamu kushawane ngequpha!! ekhuluma Kwakhethomndayo
Obengidelela nase zinkundlezi zokuxhumana, ufikile ezoxolisa ngamxolela ngoba angilibambi igqubu!
Просмотров 45 тыс.3 года назад
Obengidelela nase zinkundlezi zokuxhumana, ufikile ezoxolisa ngamxolela ngoba angilibambi igqubu!
Udaba nge Song of the year!
Просмотров 9844 года назад
Akungadlalwa ngabantu BeMbube kanye ne South Africa yonke bevotiselwe amahhala!!!
Udaba lwengoma ezokuhlukanisa unyaka kuKhozi FM no Owen Ndlovu
Просмотров 1 тыс.4 года назад
Ngiyanibingelela ekuseni. Ngemumva kokuthi ngiqophe leya Video mayelana ne Song of the year, ngibe sengithola ucingo ulusuka kuyena nqo u Owen Ndlovu engibikela ukuthi udaba seluphethwe abameli bakhe. Ube esengisendela amaphepha afakaza lokho impela. Into engingayisho njengamanje uKhozi Fm kanye no SABC abayeke ukudlala ngabantu bethi abavotele ingoma ezohlukanisa unyaka ekubeni bengayiqedile i...
Siyabulelanathi apha e eastern cape ngomxolela ngumntwanalo akazinto
Ngithanda indlela adalwe ngayo lomkhulu noxolo analo syabonga mkhulu abantu abafunde ukuzihlonipha bona kuqala khona bazokwazi ukuhlonipha abanyabantu 🙏🙏
Professor 3 seconds mkhulu
Siyabonga leadership, kuhle
Baba syabonga ngosizo
Siyabonga Dr 3 second ngenhliziyo yakho emhlophe
Ngzobaxolela 🙏🙏🙏🙏mthethelele mkhulu
Siyabonga mkhulu siyabonga ngizizwe ngiphila emazwini akho
Syabonga Dokotela ukusifunsa inhlonipho Amen🙏
I wish I could hear you 3sec, I'm your hardcore Sotho fan from Free State
Siyabonga mkhulu uma sekuthinteke nawe mkhulu sebesukele inyoka ihlezi emgodini labantu sebeyazenzela ngathi nakhu futhi usethi from 20 August this year wonke umuntu oyisakhamuzi salana eSouth Africa uyovumeleka ukungena ezindaweni zomphakathi ezinjengamaClinic, izibhedlela, izindawo zokudla isemapaki nokunye okuningi usethi uzongena uma uneVaccination card kshuthi sesiyaphoqwa ukuthi senze lento yokugoma lokhu sekuchaza ukuthi siphucwa amalungelo ethu futhi engathi asisaphili ezweni lwentando yeningi sicela ungenelele mkhulu siza bo nakhu sibhubha.
Ngiyathanda lapho mkhulu three wethu
no Macingwane kuyomele eze ku Mkhulu azocela intethelelo
😅😅 uzogqilazekq umfana
Ngicela nabanye mkhulu ubaxolele
Umkhulu uyakholwa khon ukukholwa, kodwa amasimba akazwani nawo, syabonga DR 3SCN
Ndodayamadoda!!!
👏👏👏
Niyimphuphe nooooonke
Kodwa uthi awdakwi perhaps mkhulu, hlukana neyngane nduna
Khona okungithukayo la Nkwanyana akesimgqilaze akakhuzeki akukho Nhlamba engake ngayikhipha ngomlomo wami kubantu abalapha Ku RUclips
Kukhona umuntu ongithukayo la Nami 3second Ngizokufonela Mfoka Nkwanyana bengingaguni ukuthi enzeke okubi angimazi nokumazi Ukhona la Ku RUclips Hit Music Uma ezisho sengikhathele uye akesimgqilaze akakhuzeki akukho Nhlamba engake ngayikhipha ngomlomo wami kubantu abalapha Ku RUclips kodwa ke lo muntu ufuna ukuduma esezoxolisa hlampe angafiki ngoba sengicasuke kakhululu Ngicela simlungise uyangilinga ngizomfundisa isifundo bese esola abanye Abantu Kanti umlomo wakhe Uthuka nezomthetho esisebenza kuwo kwi Legal Practice Council uthi amasimba ngizomfundisa isifundo ngalenhlamba Asifonelane Dokotela
Siyabonga mkhulu Dr 3 second🙌🙏 impela ufanele ukuhlonishwa
Wabeka kamnandi mfoka smelane
Mkhulu ngiyabonga lapho kuyabonakala ukuthi ufundisekile,labantu abasha bayahlupha ngoba bazitshela ukuthi bayazi kungani nje u Vele nje uyosukela udelele umuntu omdala nje noma omncane kuwe yini ukuthi usukukele umuntu ongamazi mkhulu ngiyacabanga nje bafundile nabanye ngithi danky lapho 🙏🙏🙏
Insizwa yomzulu ama second amathathu njeh voh
Ngisacela ningipha ma contact kamkhulu ngiyacela
Yekeni leyonto bafowethu umuntu omdala akathuka noma ngabe unjani noma ngabe uluphi uhlobo ngithi phans
Syabonga Mkhulu ukumxolela nam ngcel izibusiso Mtomdala
I salute u Proff
Siyabonga Mkhulu 🙌
Ay suka mina ngeke nje
Uzogqilazwa!!!
kumele nifunde ukuhlonipha syabonga mkhulu wethu
Hai unzima Mkhulu
3 second
Amen mkhulu🙏
ngoba uyangazi ngyagqilaza buwenzani😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Inyanga enobunkulunkulu we love you Mkhulu baningi abasazokwazi
CYABONGA MKULU MUHLE UMUNTU OXOLELAYO
Ai angikholwa nje le aibo
Syabonga Professor 🙏🏻ngyayazi lendoda from eNgwelezane
Awuyibuze ukuthi ihlole kubani?
Nami ngifisa ingiyalele lomuntu ehlole kuyo cz ave sibaswela abantu abahlolayo ngokweqiniso
Bafowethu ukudelela umuntu omdala akulungile noma ngabe kuthiwa akagqilazani , inhlonipho uma uyingane yomuntu omnyama usuke ukhuliswe ngayo ekhaya ophuma kulo
Uyndoda emadodeni mkhulu
THOKOZA MKHULU 👏BYEDE DR 3 SECONDS LIYATHOKOZA IDLOZI BAYEDE ✋
Bayede mkhulu siyambongela 🙏🙏🙏
Ilahlwa yini inhlonipho
IKHONA UZOGCINA MFANA ANIHLONIPHI NINA BAFANA BAMANJE INGAKHO NINGAKHULI NJE !
sivulele Mkhulu siphume engcindezelweni yamabhunu, shisa abacindezeli
We mkhulu no ngizwe uhambile umfazngabe nguwe yini futhi ? i hai mkhulu nngiyakuvuma
Qhilaziment🤣
Qhilaziment🤣
Qhilaziment🤣
😅😅😅
Ei Ave nizazi izindaba zabantu😅😅😅wena azikho inkinga kini 😂😂😂kini nihlezi ni... Azikho inkinga kini
Dr 3 second, professor, I humbly request you to assist me wherever you are, but I believe if you can wish me all the best in life , I sell policy but I don't have clients I earn on commission, please please help me.
Khona bezofunda intlonipho kubantu abadala uyigqilaza indonda kudabuke ibhulukhwe emandolweni
Kkkk kkk order member
Uyinkinga mkhulu I ndoda uyayigqilaza
Syabonga mkhulu ♥️